Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live
↧

I-NUM yayazi ukuthi abasebenzi abaneme - Marikana

Inyunyana yabasebenzi iNUM yazi ukuthi abasebenzi abathokozile ngamaholo abo, kusasele isikhathi esiyinyanga ngaphambi kokuthi kubanjwe isiteleka esaba nodlame.

View Article


Udilikajele kumdlwenguli waseKZN

Indoda, 36, ugwetshwe udilikajele itholoza endlini emnyama eNkantolo yesiFunda eSikhawini, ngecala lokudlwengula, ukuphanga nokuthumba, kusho amaphoyisa.

View Article


Kuhlaselwe amabhasi akwaPutco

Umbiko wamaphoyisa aseSilverton uthi abagibeli bahlasele balimaza amabhasi angu-20, angaphansi kwenkampani yakwaPutco, lokhu kwenzeke eMamelodi.

View Article

Basenkantolo ngelokushiswa kwezitimela eMlazi

Kulindeleke ukuthi avele ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseMlazi amadoda amane aboshwe mayelana nokushisa izitimela ezimbili kuleya ndawo esenyakatho neTheku.

View Article

I-ANC yamukele imiphumela yokhetho

Iqembu i-African National Congress seliveze ukuthi lithokoze kakhulu ngemiphumela yokhetho lokuchibiyela olubanjwe eWestern Cape, lwanqoba i-ward eyodwa kwamabili.

View Article


Kushone umfana e-Uitenhage

Umfana oneminyaka engu-18 ubudala, udubuleke washona ngesikhathi enabangani bakhe begijima emgaqweni uMvila Street, e-Uitenhage.

View Article

UZuma akamise esikhundleni uMaharaj - DA

UMengameli uJacob Zuma kumele amise esikhudleni umkhulumeli wakhe uMac Maharaj, ngemuva kokuqubuka kwezinsolo ezithi yena nonkosikazi wakhe bahlomula emkhonyovini.

View Article

Lihoxisiwe icala lokushaya lephoyisa

Lithole ukuphefumula iphoyisa leRoad Traffic Inspectorate (RTI) ngesikhathi kuhoxiswa icala lokushaya lapho kwakuzilolonga khona abebefuna imisebenzi eMgungundlovu.

View Article


Liyaqhubeka elokuhlaselwa kwabe-ANC

INkantolo eNkulu yaseMgungundlovu ilalele ukuthi kwahlaselwa inhlabaluhide yezimoto zabalandeli be-ANC ngesikhathi ihamba esizindeni se-IFP Swayimane.

View Article


Liphindela enkantolo elakwaKito

Kulindeleke abuyele enkantolo amaphoyisa ayengamalungu ophiko olusebenza ngamacala ahleliwe eThekwini, nolwahlakazwa, njengoba esolwa ngamacala angaphezu kuka-70.

View Article

Intombi kamsolwa ithi yayikhona kubulawa izelamani

Owabe ethandana nendoda eyodwa kwamabili abhekene necala lokubulala izelamani zaseNorthcliff, eGoli, usephumele obala wathi wabe ekhona ngesikhathi zibulawa.

View Article

Unesi ugonyuluka ngokudlwengulwa kwesiguli

Umhlengikazi wasesibhedlela eBloemfontein, wethule ubufakazi ngaphambi kweNkantolo eNkulu eBloemfontein, echaza akwaziyo ngezinsolo zokudlwengulwa kwesiguli.

View Article

Uqweqwe lommeli kwelokudlwengula eKZN

Ummeli waseThekwini nowake wahlala njengejaji eliyibamba eNkantolo eNkulu yaKwaZulu-Natal usolwa ngokunukubeza ngokocansi isihlobo sakhe sesifazane.

View Article


Uphoxiwe KwaSwayimane uMazibuko

Umholi weDA ePhalamende uLindiwe Mazibuko, uvinjiwe emizamweni yakhe yokuvakashela ugogo, 82, waKwaSwayimane, KwaZulu-Natal, owadlwengulwa.

View Article

Ulahlwe elokubulala ngokungenhloso oweHummer

Umshayeli weHummer eyashayisa abantu abathathu ababehamba ngezithuthuthu, kwashona ababili kwathi omunye walimala, utholakale enecala lokubulala ngokungenhloso.

View Article


Ufuna ukuhlawulwa obencisha umyeni ucansi

Owesifazane waseKapa oneminyaka eyisikhombisa encisha umyeni wakhe ucansi, ufuna umyeni amhlawule ngo-R1.3 million kulandela ukuthi ethathe unkosikazi wesibili.

View Article

Unqunyelwe ukucwiyelwa umuthi - Umndeni

Kube yimpelasonto enzima emndenini ka-Emmanuel, 12, ukhulekela ukuthi abuye ephephile, kodwa kujike kwamuncu sebezwa ukuthi kunesidumbu esitholakele.

View Article


Liyaqhubeka elokuganiswa kwengane, 13

Kungenzeka kuboshwe abanye abasolwa njengoba kuqhubeka uphenyo ngokushadiswa kwentombazane yaseLimpopo eneminyaka engu-13 ubudala.

View Article

I-NPA izocela kudingidwe ngezindleko zawakwaKito

INhlangano yezokuShushiswa koMphakathi kulindeleke ukuthi ikhulume namaphoyisa mayelana nokukhokhelwa kwezindleko zomthetho, zamaphoyisa angu-28 abhekene namacala.

View Article

Iyehluleka i-ANC mekuchitshiyelwa - Ucwaningo

Ukuhlulwa kwe-ANC okhethweni lokuchibiyela, yehlulwa abantu abazimele noma ngamapembu aphikisayo, kuwuphawu lokuthi abantu basebenzisa intando yeningi ukudala uguquko.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>