Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live
↧

Kumiswe ukufunda e-DUT

Kumisiwe ukufunda esikhungweni semfundo ephakeme iDurban University of Technology, lokhu kuza ngemuva kokuthi abafundi bebambe umbhikisho onodlame.

View Article


Kushone owesifazane engozini eKZN

Kushone owesifazane ngesikhathi iloli elikhulu elithwala izimpahla lingena imoto yakhe eceleni ngaseStanger, KwaZulu-Natal, kusho abosizo lokuqala.

View Article


Ushonile oshiswe wuSari ewugqokile

Owesifazane wasePhoenix nowasha ingxenye engu-85% yomzimba wakhe ngesikhathi kokheleka ngomlilo uSari ayewugqokile, ugcine ngokudlula emhlabeni.

View Article

I-ANC income amaholo abasemapulazini

I-African National Congress iveze ukuthi iyakwamukela ukwenyuswa kwamaholo abasebenzi basemapulazini, enyuswe ngo-R105.

View Article

U-Sars uhambise amaphepha ngoMalema

Abaqoqi bentela, okuwu SA Revenue Service sebecele inkantolo idle impahla yaloyo owabe engumholi wophiko lwentsha ye-ANC uJulius Malema.

View Article


Akubhekelelwe abasebenzayo - PYA

I-Youth Wage Subsidy kumele inikwe laba abavele sebesebenza kuze bezokwenza ngcono izimpilo zabo, kusho abeProgressive Youth Alliance.

View Article

Kungase kudedelwe iziboshwa ezidonsa odilikajele

UNgqongqoshe woMnyango wezokuHlumeleliswa kweziMilo uSibusiso Ndebele, ucubungula izicelo zikashwele zeziboshwa ezagwetshwa odilikajele.

View Article

Akukhokhelwe odokotela ngokushesha - SAMA

AbakwaSA Medical Association sebecele uMnyango wezeMpilo eGauteng ukuthi usheshise uhlelo lokukhokhelwa kodokotela izimali abakweletwa zona.

View Article


Babhikishele intuthuko eSoweto

Izakhamizi zaseBramfischerville, eSoweto, nebezilinganiselwa ku-1000, zingene emgwaqeni zabhikishela ukugqoza kwentuthuko.

View Article


Kuboshwe obulale abebeyokweba naye

Ikhalelwe ngamasongo kaSigonyela indoda ebhokode enye ngommese yashona eMakwayini, eMqanduli, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape.

View Article

Kuphangwe abebeyokhipha imali ebhange

Kuboshwe indoda e-Alexandra kulandela ukuthi abesifazane ababili behlaselwe bagetshengwa u-R6 000, kusho amaphoyisa kaMasipala waseGoli.

View Article

Kuzolalelwa isicelo sikaJub Jub

Kuzolalelwa isicelo sokuphikisa isigwebo seminyaka engu-20 ebhadla ejele ngelokubulala nokuzama ukubulala, umculi uMolemo "Jub Jub" Maarohanye.

View Article

Uhlonziwe oshone ewa eweni

Uhlonzwe kwathiwa nguDawnsy Mieny waseFefferys Bay, owesifazane waseKapa owe washona esuka eweni, ngesikhathi ezama ukulwa nesigebengu.

View Article


Limisiwe iphoyisa elathatha i-video

INkantolo eNkulu yaseWestern Cape ihlawulise iphoyisa u-R3 000 yase ilinika isigwebo esilengisiwe ngokuqopha i-video yelinye iphoyisa liqabula liwotawota owesifazane.

View Article

I-ANC ifuna intela kwabagogodile - Umbiko

Iqembu elibusayo i-African National Congress ladingida enkomfeni yalo enkulukazi eyabanjelwa eMangaung, lanquma ukuthi kube nentela ezobanjelwa abantu asebegogodile.

View Article


Uhulumeni uyakhala ngodlwengulwe eW Cape

Uhulumeni uzwakalise ulaka kwakhe ngokudlwengulwa kubulawe intombazane eneminyaka engu-17 ubudala, yaseBredasdorp, eWestern Cape.

View Article

UPhiyega kwelokuvikela iphoyisa 'elinamanga'

Lowo oyinhloko kwezokululekwa ngengqondo emaphoyiseni, nowasula esikhundleni, wabuya nencwadi kadokotela engumkokotelo ngemuva kwesonto eshiye umsebenzi.

View Article


Ona-11 uzalele umdlwenguli wakhe

Intombazanyana yaseMamelodi, eneminyaka engu-11 ubudala, iphenduke umama ngesonto eledlule ngesikhathi ibeletha ingane yomdlwenguli wayo.

View Article

Umbhalo kaFacebook uvuse impi yobuhlanga

Uphiko lwentsha lwe-Afriforum egatsheni elisePotchefstroom lufakele uSihlalo weSasco uJason Mfusi isikhalazo mayelana nenkulumo yakhe enamagama anenzondo phakathi.

View Article

Abaduni bantshinge ingane emgwaqeni

Abaduni bemoto balaxaze ingane ebisesihlalweni sayo esifakwa emotweni maphakathi nogwaqo, bashaya bachitha nemoto kamama wengane.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>