Kulindeleke ukuthi avele ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseMlazi amadoda amane aboshwe mayelana nokushisa izitimela ezimbili kuleya ndawo esenyakatho neTheku.
↧