Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Viewing all 27149 articles
Browse latest View live

News24.com | Ababengomengameli bazoxoxa ngezinkinga ezibhekene noMzansi

$
0
0
Kulindekele ukuba kube nezingxoxo zalabo ababengoMengameli wezwe kanye nababengoSekela oMengameli mayelana “nezinkinga ezijulile” ezibhekene nezwe.

News24.com | Kuthungathwa abasolwa abagebenge unogada efaka imali ku-ATM eNanda

$
0
0
Amaphoyisa athungatha abasolwa abathathu abagebenge unogada ibhokisi lemali enxanxatheleni yezitolo elokishini elingaphandle kweTheku.

News24.com | Kushone umshayeli kwalimala abathathu engozini eyenzeke eBluff

$
0
0
Abezimo eziphuthumayo babizelwe endaweni yaseBluff lapho bafike bathola umshayeli wemoto evaleleke emotweni kulandela ingozi.

News24.com | I-ANC ifuna uZuma aphikise isinqumo senkantolo esivune iDA

$
0
0
I-ANC ithi ikhathazekile ngesinqumo esikhishwe yijaji eNkantolo eNkulu yaseNorth Gauteng, esiphoqa uMengameli Jacob Zuma ukuba anikeze iDA izizathu zokushintshwa kweKhabhinethi.

News24.com | Izigebengu zishaye zachitha no-R120k nebhodlela likagologo

$
0
0
Amadoda amabili abehlome ngezibhamu kanye nemimmese bagebenge ithaveni elaziwa ngokuthi iMeeting Place.

News24.com | Abaphathi benyuvesi bazobamba umhlangano nabafundi ebebebhikisha

$
0
0
Abaphathi baseWits University kulindeleke bahlangane nabafundi ukuzwa okubakhathazayo kulandela imibhikisho yayizolo ntambama.

News24.com | Akekho okumele abenamandla ukwedlula intando yabantu - Mbeki

$
0
0
Lowo owayenguMengameli wezwe uThabo Mbeki uthi akekho umuntu, isikhungo noma inhlangano okumele ibenamandla ukwedlula intando yabantu.

News24.com | Isimoshe kakhulu indaba yaseNkandla, kusho owe-ANC

$
0
0
USotswebhu we-ANC ePhalamende, uJackson Mthembu, uthi isinqumo sabo sokuvikela udaba lokulungiswa komuzi kaMengameli Jacob Zuma oseNkandla “sabamosha kakhulu”.

News24.com | Umndeni wakwaDlamini uthi ngeke uphumule ungakasitholi isidumbu

$
0
0
Umndeni wakwaDlamini elokishini laseMamelodi ufuna umasipala abuyise isidumbu sendodana yawo njengesethembiso sawo.

News24.com | OKlebe bathi wayefuna ukubulala uZuma, amaGupta nongqonqqoshe umsolwa

$
0
0
Kuthiwa ubezimisele ukuphambanisa nemvula uMengameli Jacob Zuma, abakwaGupta kanye nabanye bongqongqoshe umsolwa obhekene necala lokuhlela ukubulala.

News24.com | Ushonile umfana, 3, osacazeke phansi esuka esitezi efulethini

$
0
0
Umfana oneminyaka emithathu ubudala ushonile ngemuva kokuwa esitezi sika-14 efulethini eliseRandburg, eGauteng.

News24.com | BUKA: Kube muncu isangoma silala nentombi ecushiwe

$
0
0
Owesimame ubazi ukuthi umyeni wakhe umcuphile ukuze kungabi bikho umuntu azolala naye, kepha wavuma ukuba ishende liye naye ocansini.

News24.com | Kushode indlu emnyama emcimbi wezithuthuthu

$
0
0
Ubeyimpumelelo umcimbi wokukhangisa ngezithuthuthu eMargate yize bekubonakala ukuthi bancane abantu abansundu ababamba iqhaza kulokhu.

News24.com | ‘Ingcindezi ikuSundowns, iWits neChiefs’

$
0
0
Umqeqeshi weCape Town City uthi njengoba sebesuke esicongweni seligi abasenayo nencane ingcindezi, wathi manje yiSundowns, iChiefs kanye neWits asebenengcindezi.

News24.com | UMalema usola uMbeki noMotlanthe ngokuvuna abelungu ngokweseka uDe Klerk

$
0
0
Umholi we-EFF uJulius Malema uthi uMbeki kanye noMotlanthe benze iphutha elibi kabi ngokweseka uDe Klerk emhlanganweni abebenawo eGoli.

News24.com | Itholakale isaphila ingane esanda kuzalwa ethoyilethi

$
0
0
Kusenendida mayelana nengane yentombazane ebisanda kuzalwa etholakale isaphila etholiyilethi lenxanxathela yezitolo.

News24.com | Useke wacabanga nokuzibulala umfundisi osolwa ngawocansi – Umbiko.

$
0
0
Umfundisi osolwa ngamacala ahlobene nokunukubeza ngokocansi kanye nokushushumbisa abantu, uvele eNkantolo yeMantshi yasePort Elizabeth kuqhubeka isicelo sebheyili.

News24.com | Udlulise ukuxolisila kwabaduba ukhetho uRamaphosa

$
0
0
IPhini likaMengameli uCyril Ramaphosa selixolisile kubavoti abaduba ukhetho lohulumeni basekhaya ngo-2016 ngoba befuna ukufundisa iqembu isifundo.

News24.com | I-EFF ithi kusamele aphendule uDe Klerk ngakwenza kudala

$
0
0
I-EFF imile ekutheni ifuna lowo owayenguMengameli uFW de Klerk angabi yingxenye yeNational Foundations Dialogue Initiative, ithi akaze aphendule ngokugcwele ngeqhaza lakhe esikhathini esedlule.

News24.com | Kuquleke abantu kweyomngcwabo wabafundi abashona engozini

$
0
0
Kuquleke inqwaba yabantu ebebehambele inkonzo yomngcwabo wabafundi abashona engozini yetekisi neloli.
Viewing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>