Osanda kuqokelwa kwesokuhola iDA esidundazweni i-Eastern Cape, uNqaba Bhanga, selokhu egcine ukubonakala izolo ntambama, lokhu namuhla.
↧
News24.com | Kunyamalale oqekelwe esikhundleni esiphezulu kwi-DA
↧
News24.com | URamaphosa ugxeke umkhuba omusha obonakala kwi-ANC
IPhini likaMengameli we-ANC uCyril Ramaphosa usegxeke ukuhhewulwa nophazanyiswa kwabaholi bezombusazwe emibuthanweni yomphakathi.
↧
↧
News24.com | Amaphoyisa acela usizo ngengane elahlekile
Amaphoyisa aseWestern Cape ngoLwesihlanu ntambama abesazama ukuthola ingane eneminyaka emithathu ubudala uCourtney Peters uduke e-Elsie's River.
↧
News24.com | 'U-FW de Klerk akanalo ilungelo lokugxeka uhulumeni we-ANC'
Ngqongqoshe wezokuThutha utshele abantu ebebethamele inkonzo yomngcwabo wezingane ezingu-16 ezashona engozini ukuthi lowo uFW de Klerk akanalo ilungelo lokugxeka uhulumeni we-ANC.
↧
News24.com | Usesimeni esibucayi umshayeli odutshulwe ekhanda eThekwini
Usesimeni esibucayi umshayeli wetekisi ngemuva kokudutshulwa ekhanda izolo eThekwini.
↧
↧
News24.com | Isigebengu sasika isandla sengane, 14, esasiphethe i-tablet
Yavele yathuka yoma ingane eneminyaka engu-14 ubudala sekuthushuka indoda ehlome ngommese ngesikhathi ivulela umnyango owesifazane owayedayisa impahla yasendlini eRichards Bay, KwaZulu-Natal.
↧
News24.com | Uyafihlwa umfana, 16, 'owabulawela ukweba imbali'
Uyafihlwa namuhla (ngeSonto) umfana oneminyaka engu-16 ubudala okusolwa ukuthi wakhishwa evenini elalihamba eColigny eNorth West emasontweni amabili adlule.
↧
News24.com | Idutshulwe yashona indoda ebisolwa ngokweba iphalishi eThekwini
Indoda ekukholakala ukuthi ineminyaka engu-20 ubudala idutshulwe yabulawa ePinetown, ngaphandle kweTheku KwaZulu-Natal izolo ntambama.
↧
News24.com | Uzovela maduze uthisha osolwa ngokunukubeza ngokocansi abafundi abangu-20
Abafundi abangaphezu kwabangu-20 besikole iParktown Boys High basole umqeqesi womdlalo iWater polo ngokubanukubeza ngokocansi.
↧
↧
News24.com | Zimkhalele obefuna ukugwazelwa
Kuboshwe osebenzela idolobha laseGoli ngemuva kwezinsolo zokufuna ukugwazelwa, kusho uMeya Herman Mashaba.
↧
News24.com | URamaphosa uxolisile ngokwenzeka eMarikana
Iphini likaMengameli uCyril Ramaphosa udlulise ukuxolisa ngendlela izinto ezenzeka ngayo ngesibhicongo saseMarikana, wathi uyaxolisa nangendlela akhuluma ngayo ngaleso sikhathi.
↧
News24.com | Kuboshwe ubaba ngelokudlwengulwa nokubulawa kwendodakazi
Amaphoyisa aseCape Town athi abophe ubaba waseKayelitsha ngecala lokudlwengula nelokubulala indodakazi yakhe eneminyaka emibili ubudala.
↧
News24.com | Ubalule izinkinga ze-ANC uSisulu
Lowo oyilungu lekomidi eliphezulu le-African National Congress uLindiwe Sisulu ngeSonto uvumile ukuthi iqembu elibusayo libhekene nezinkinga zoqhekeko kanye nezobuzwe.
↧
↧
News24.com | Ibhungu lifele ezandleni zamaBhunu - Ndunankulu
Ibhungu laseColigny uMatlhamola Jonas Mosweu, 16, lishonele ‘ezandleni zabamhlophe’, kusho uNdunankulu uwaseNorth West uSupra Mahumapelo..
↧
News24.com | Izakhamuzi zidinwe ukungafiki kukaZuma
Izakhamuzi zaseVuwani zidinwe ukungafiki kukaMengameli uJacob Zuma ukuzokhuluma nazo ngeSonto ntambama.
↧
News24.com | Kulindeleke babuyele enkantolo abasolwa ngokubulala ibhungu
Abalimi ababili abasolwa ngokubulala ibhungu eColigny, eNorth West, kulindeleke baqhubeke nesicelo sebheyili.
↧
News24.com | Uminze washona ngemuva kokuphoseka emfuleni iVaal
Kushone owesifazane owe ebhulohweni ku-R57 wangena emfuleli iVaal, waminza, kusho abosizo lokuqala.
↧
↧
News24.com | Umhlaba kumele ubuyiselwe kubanikazi bawo - Ramaphosa
Umhlaba kumele ubuyiselwe kubanikazi bawo, kusho iPhini likaMengameli uCyril Ramaphosa ‘ekhankasa’ eGrahamstown.
↧
News24.com | Babuyele esikoleni abafundi nothisha eVuwani
Kumiswe yonke imibhikisho endaweni yaseVuwani kanti abafundi nothisha bavunyeliwe ukuba babuyele esikoleni.
↧
News24.com | Amaphoyisa athungatha ababulale ikhasimende endaweni yokudla
Amaphoyisa ayaphenya ngesigameko sokudubula esenzeke endaweni yokudlela e-East Rand lapho kushone khona ikhasimende.
↧