Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Viewing all 27149 articles
Browse latest View live

News24.com | Ubekwe amanye amacala angu-18 umfundisi osolwa ngawocansi

$
0
0
Umfundisi odabuka kwelaseNigeria usebhekene namacala angu-22 kulandela ukwengezwa kwamacala angu-18 emacaleni abebhekene nawo.

News24.com | Kutholakale usana eceleni komgwaqo ePitoli

$
0
0
Amaphoyisa aphansi phezulu afuna umama wengane ngemuva kokutholakala kosana lulahlwe emgwaqeni waseSoshanguve izolo ebusuku.

News24.com | Ukuhhahhanyezwa kuwuphawu lwentando yeningi, kusho Zuma

$
0
0
UMengameli Jacob Zuma usekhombise ukungakugqizi qakala ukuhhahhanyezwa kwakhe esiteji emcimbini woSuku lwabaSebenzi, wathi lokhu kuwuphawu lokusebenza kwentando yeniningi.

News24.com | Lithwele kanzima ikhehla elishelwe umuzi eThekwini

$
0
0
Asisihle neze isimo kuMthokozisi Tembe oneminyaka engu-69 ubudala waseClermont eSub-5 njengoba ebeselubheke ngabomvu usuku lokuhola impesheni, kodwa kwangenzeka.

News24.com | Kucishe kwabanjwana ngezandla kuphikiswana ngokuquko lwezomnotho ePhalamende

$
0
0
Kuswelakale uzogadla kuqala ngesikhathi kuphakama imimoya kuphikiswana ngoguquko lwezomnotho ePhalamende.

News24.com | BUKA: UJuju 'eshaya ama-get down' emshadweni kaShivambu

$
0
0
Sekusabalale i-video enkundleni zokuxhumana etshengisa abaholi be-Economic Freedom Fighter bedansela umculo wesiTsonga ngesuku lomshado kaFloyd Shivambu.

News24.com | Isale iyizicucu i-ATM yakwa-Absa iqhunyiswa eGoli

$
0
0
Isale iyizicucu i-ATM yakwa-Absa ngemuva kokuqhunyiswa abasolwa ngemuva kwezithuba zab-23:00 kuPretoria Road maphakathi nedolobha iKempton Park.

News24.com | Bazovela maduze abatholwe nezibhamu ezingekho emthethweni

$
0
0
Bazovela maduze eNkantolo yeMantshi yaseRandburg abasolwa ababoshwe ngemuva kokutholakala nezibhamu ezingekho emthethweni nezinsolo zokutholakala nempahla eyebiwe.

News24.com | Kuphinde kwatholakala olunye usana 'lulahliwe'

$
0
0
Kuphinde kwatholakala olunye usana lomfana olusanda kuzalwa lusongwe ngoplastiki ngaphandle kwenxanxathela yezitolo eMgungundlovu ngoLwesithathu ntambama, kusho abosizo lokuqala.

News24.com | I-DA ifuna inkantolo iphoqe uZuma aveze izizathu zokushintsha iKhabhinethi

$
0
0
INkantolo eNkulu yasePitoli izolalela ukuphikisana ngesicelo seDA sokuthi kuphoqwe uMengameli Jacob Zuma ukuthi aveze amarekhodi ngezizathu zokushintsha iKhabhinethi.

News24.com | Umfelokazi ushone engozini yemoto

$
0
0
Umfelokazi ka-Andries Tatane ushonele engozini yemoto ngoMsombuluko ebusuku.

News24.com | Kunxuswa umphakathi ungazibambeli umthetho kulandela ukubulawa kwengane

$
0
0
Izakhamuzi zasemijondolo eKhayelitsha zicelwa ukuba zingazibambeli umthetho ngezandla kulandela ukubulawa kwengane yentombazane eneminyaka emine ubudala endaweni.

News24.com | IZITHOMBE: Ubehuqa ubuthongo uMugabe engqungqutheleni eseThekwini

$
0
0
Ngabe wukhukathala okwenze uMengameli waseZimbabwe uRobert Mugabe aze alale engqungquthelene yamazwe ase-Afrika lapho kudingidwa khona ezomnotho?

News24.com | Unembeza ubalulekile evotini lokungamethembi uZuma, kusho uGordhan

$
0
0
Lowo owayenguNgqongqoshe wezeziMali, uPravin Gordhan, uthi unembeza yiyona nto ezobe ibalulekile uma ngabe sekuvotwa ngesiphakamiso sokungamethembi uMengameli Jacob Zuma.

News24.com | Lesulile ijaji elathi ukudlwengula 'kuwusiko lwabantu abamnyama'

$
0
0
IJaji uMabel Jansen, obebhekene nehlelo lokuqondiswa izigwegwe ngokuphawula akwenza mayelana nokudlwengula nangebala, usesulile emsebenzini, kuqinisekisa uMnyango.

News24.com | Ukhala ngempatho engeyinhle ejele umfundisi osolwa ngawocansi

$
0
0
Umfundisi odabuka eNigeria kepha ozinze eThekwini, osolwa ngokunukubeza ngokocansi amantombazane asemancane ngokweminyaka, ukhala ngokuhlushwa yiziphathimandla zakuleli.

News24.com | Kuphenywa izinsolo zokuthi oKlebe bathiphisa umfundisi waseNigeria

$
0
0
Uphiko oluphenya amacala abucayi, oKlebe, luthi luzokwenza uphenyo mayelana nezinsolo ezithi kunokuxhumana okukhona phakathi komfundisi osolwa ngamacala ocansi kanye nezikhulu zalolu phiko.

News24.com | Lingase lihlehliswe icala elibhekene noMalema

$
0
0
Umholi we-Economic Freedom Fighters uJulius Malema kulindeleke abuyele eNkantolo kaMantshi eNewcastle ngoLwesihlanu ngekhwelo alishaya kubalandeli bakhe lokuba badle umhlaba.

News24.com | Amaphoyisa acela imininingwane ngababulale iphoyisa eDBN

$
0
0
Amaphoyisa aKwaZulu-Natal acela imininingwane engaholela okuboshweni koshayasibhamu abadubule babulala iphoyisa eMbilo, eThekwini.

News24.com | Selubekiwe usuku okuzolalelwa ngalo isicelo se-UDM ngevoti eliyimfihlo

$
0
0
Isicelo se-United Democratic Movement (UDM) sokuba libe yimfihlo ivoti esiphakamisweni sokungethenjwa kobuholi bukaMengameli Jacob Zuma sizolalelwa ngomhlaka 15 Meyi, kusho iPhalamende.
Viewing all 27149 articles
Browse latest View live