Akasilo iqhawe uTatane - Ijaji
Ijaji elikhiphe phambili amaphoyisa ayisikhombisa abesolwa ngokubulawa kombhikishi u-Andries Tatane, lithe uTatane akasiye ungcwelengcwele uMbuso othi wayenguye.
View ArticleKushone 7 engozini eFree State
Usana olunezinyanga ezinhlanu ubudala kanye nabanye abantu abayisikhombisa, bashonile engozini yomgwaqo eyenzeke phakathi kwaseSenekal naseSteynsrus, eFree State.
View ArticleKushone owesilisa engozini eBallito
Owesilisa oseminyakeni elinganiselwa ko-20 ubudala, ushonile ngesikhathi kwehla ingozi yomgwaqo ku-N2 ngaseBallito, kusho abahambisa usizo lokuqala.
View ArticleBasale dengwane kusha imizi eDuncan
Basale dengwane abahlali basemikhukhwini yaseDuncan Village, e-Eastern Cape, ngesikhathi kusha amakhaya abo, kusho umbiko wamaphoyisa.
View ArticleNiwagubhe kahle amaholidi - Zuma
UMengameli weZwe uJacob Zuma usedlulise izolokotho kubantu baseNingizimu Afrika abakhonza ngaphansi kwenkolo yamaKrestu, wathi babe namaholidi ePhasika amahle.
View ArticleAbantu bakhathazekile ngoMandela - Maharaj
Abahlali baseNingizimu Afrika banokukhathazeka ngempilo kaloyo owabe enguMengameli weZwe uNelson Mandela, njengoba esesibhedlela.
View ArticleKunconywe amasosha asinda
Iphini likaNgoqngqoshe woMnyango wezokuVikela uThabang Makwetla, uhambele amasosha aseNingizimu Afrika, alimala empini namavukelambuso aseCentral African Republic (CAR).
View ArticleKushone ingane engozini eKZN
Intombazanyana eneminyaka eyisishiyagalombili ubudala, ishonile kwathi abanye abantu abathathu balimala ngesikhathi kuginqika iveni ebebehamba ngalo emgwaqeni uMerchiston
View ArticleKushe izimoto abaninizo besesontweni
Okungenani izimoto ezingu-12 zishile emlilweni oqubuke endaweni yokupaka izimoto kuWoodmead, eGoli, kusho abahambisa usizo oluphuthumayo.
View ArticleAbezindaba bakake umuzi wakwaMandela eGoli
Isiqhoqho sabezindaba sikanise ngaphandle komuzi waloyo owabe enguMengameli wokuqala wenkululeko uNelson Mandela.
View ArticleSekuboshwe inqwaba yabashayeli eGoli
Bangu-162 abashayeli ababoshelwe ukushayela beqise ezinkambeni zikaFaro, eGoli, njengoba kuqhubeka impelasonto ende yePhasika, kusho amaphoyisa kamasipala.
View ArticleKuthungathwa ababulale uHappy Sindane
UHappy Sindane utholakale esebanda eTweefontein, ngaKwamhlanga, nobekuyisigameko esibonakala sengathi ukhandwe ngamatshe waze washona, kusho amaphoyisa aseMpumalanga.
View ArticleKugwilize umfundi esikoleni ePMB
Umdlali webhola lombhoxo osemncane obeyingxenye ye-150th Winter Sports Festival eMaritzburg College ugwilize ku-swimming pool yesikole washona.
View ArticleAbagquqguzeli besiteleka babexhaswa nguhulumeni
Abagqugquzeli besiteleka sabasebenzi basemapulazini esibonakale esifundazweni saseWestern Cape, bebethola uxhaso oluvela kuhulumeni, kusho umbiko wakamuva.
View ArticleKuthungathwa ingane 'eyebiwe' umgibeli wetekisi
Amaphoyisa athungatha usana olunezinyanga eziyisithupha ubudala, oluduke ngesikhathi itekisi ikhala yemuka nalo endaweni yasePhilippi East, eKapa.
View ArticleMabajeze abashayela bedakiwe - Modise
Abashayeli abacwile ophuzweni oludakayo ababandakanyeka ezingozini kumele baphucwe khona lapho izincwadi zokushayela, kusho uNdunankulu waseNorth West uThandi Modise.
View ArticleKuphenywa izikole ezizimele eGauteng
Cishe iyisithupha imiNyango yezeMfundo ephenya ngokusizwa ngezimali kwezikole ezizimele eGauteng, lolu phenyo luqhutshwa uphiko loKlebe.
View ArticleOna-9 ubethengisa izidakamizwa esikoleni
Ukusabalala kwezidakamizwa ezikoleni zamabanga aphansi, kuhlale obala ngesikhathi kubanjwa umfanyana oneminyaka eyisishiyagalolunye ubudala, ebayisa izidakamizwa.
View ArticleUhlengwe emuva kwezinsuku obeqwala intaba
Owesifazane waseWestern Cape obevakashele eDrakensberg ukuyoqwala intaba, uhambo lwakhe alubanga luhle neze kulandela ukuphuka kwakhe umlenze.
View ArticleLibhokile isela lamaphenti eKZN
Isigilamkhuba esiphilela ukweba izingubo zngaphansi zabantu besifazane, siwuhlalise kambi umphakathi wasePhoenix, KwaZulu-Natal.
View Article