Isibhedlela sikhala ngokushoda kwabasebenzi
Izinyunyana esibhedlela iMiddelburg zizwakalise ukukhathazeka mayelana nokuthi sizokwazi yini ukubhekana nezimo eziphuthumayo zokuhlenga abalimale ezingozini.
View ArticleKubulawe ababili eGauteng
Kudutshulwe kwabulawa abantu ababili ezigamekweni ezehlukene eGauteng, ngokusho kombiko wabezimo eziphuthumayo.
View ArticleKuzophenywa ngoDina Pule - Umbiko
Kuzophenywa kabanzana ngobudlelwano obukhona phakathi kukaNgqongqoshe woMnyango wezokuXhumana uDina Pule nosomabhizinisi uPhosane Mngqibisa.
View ArticleOkusha ngokuthengiswa kotshwala ngamaSonto
Umthetho ngaphansi kweLiquor Trading Days and Hours, ekumele uqale ukusebenza maduzane, ucasule abathengi botshwala abaningi kanye nabanye abasembonini yotshwala.
View ArticleUbebhace esontweni owe-SANDF
Isosha lakuleli laseNingizimu Afrika, elanyamalala ngemuva kwempi eyadlula nemiphefumulo yozakwabo abangu-13, belibhace esontweni izinsuku ezine.
View ArticleLiligojele iphoyisa elabulala umsolwa
Iphoyisa litholakale linecala lokudubula libulale ngokungenhloso owesilisa owayefakwe ozankosi ngesikhathi ebaleka ngemuva kokuboshwa endaweni yokuzijuxuza.
View ArticleUsizi ubaba eshonelwa yingane engozini
Ubaba waseBloemfontein uluthwale walubeletha usizi ngesikhathi eshonelwa yindodakazi yakhe, abehamba nayo, behlangabezana nengozi yemoto eStellenbosch.
View ArticleI-ANC ayinabhizinisi lamadayimane - Mthembu
Iqembu i-African National Congress ayinalo ibhizinisi ledayimane futhi ayinalwazi lokuthi kungani kuthunyelwe amasosha aseNingizimu Afrika e-CAR.
View ArticleKubulawe usomabhizinisi eKZN
Kutholakale isidumbu sikasomabhizinisi oqavile KwaZulu-Natal sintanta emfuleni uThukela, kusho amaphoyisa, nathi sitholakale sinamanxeba okugwazwa.
View ArticleIsinqumo se-ANCYL asihlangene noMantashe
Isinqumo esenziwe ngekusasa lophiko lwentsha lwe-ANC asihlangene noNobhala Jikelele weqembu elibusayo uGwede Mantashe, kusho i-ANC.
View ArticleZidlange kakhulu izingozi kuleli
INingizimu Afrika ingelinye lamazwe emhlabeni elinesibalo esikhulu sezingozi zomgwaqo kanti ingeyesibili ezwenikazi i-Afrika, kusho ucwaningo lwakamuva.
View ArticleUdilikajele kumdlwenguli waseXobho
INkantolo yesiFunda eXobho isinike udilikajele owesilisa otholakale enecala lokudlwengula intombazanyana eneminyaka eyisishagalolunye ubudala.
View ArticleLiwathethile amaphoyisa kwelikaTatane
INkantolo yesiFunda yaseFicksburg iwathole engenacala wonke amaphoyisa ayisikhombisa abesolwa ngokubulala umbhikishi u-Andries Tatane.
View ArticleLihlehlisiwe elabasolwa ngokufa kowe-IFP
Avele kafushane eNkantolo yesiFunda yaseThekwini amadoda ayisihlanu asolwa ngokubulala umlandeli weNkatha Freedom Party.
View ArticleImindeni ihlangabeze izidumbu zamasosha ePitoli
Izihlobo zamasosha akuleli asala enkundleni eCentral African Republic, sezithelekile enkambini iWaterkloof Air Force Base, ePitoli, ukuzokwamukela izidumbu.
View ArticleUmama waseKZN uxwayisa amantombazane
Umama waKwaZulu-Natal ongathandanga ukudalulwa igama lakhe, uthi uyanxusa ukuthi izingane zamantombazane zizinakekele njengoba kuza amaholi ePhasika.
View ArticleKugxekwe ukubulawa komlandeli webhola lombhoxo
UNgqongqoshe woMnyango wezemiDlalo KwaZulu-Natal uNtombikayise Sibhidla-Saphetha, usekugxekile ukubulawa komlandeli webhola lombhoxo.
View ArticleUphume phambili uRobert McBride
Loyo owabe eyisikhulu samaphoyisa kaMasipala waseKurhuleni, uRobert McBride amthethe wonke amacala ayemlahlile, ahlanganisa icala lokushayela edle amponjwana.
View ArticleUzobhadla ona-16 owadlwengula udadewabo
Umfana oneminyaka engu-16 ubudala, uzohlala ejele iminyaka eyisishiyagalombili, kulandela ukulahlwa yicala lokudlwengula udadewabo.
View ArticleU-Obama ukhathazekile ngoMandela
UMengameli waseMelika uBarack Obama ukhulume ngoLwesine wathi ukhathazekile ngesimo sempilo kaloyo owabe enguMengameli waseNingizimu Afrika uNelson Mandela.
View Article