Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live
↧

Kulindelwe isinqumo kwelikaPistorius

Kulindeleke ukuthi iNkantolo yeMantshi yasePitoli ikhiphe isinqumo esicelweni sebheyili esiqhubekayo, nesifakwe ngumsubathi u-Oscar Pistorius.

View Article


Kulimale abane kuba nokuqhuma ePhoenix

Abantu abane balimele esehlakalweni sokuqhuma kwegesi esenzeke ethempelini elisePhoenix, enhla nedolobha laseThekwini, kusho abahambisa usizo oluphuthumayo.

View Article


Uvelile owelokufa kwabadlali bebhola

Ivele ngaphambi kwenkantolo indoda eneminyaka engu-36 ubudala nebhekene necala lokubulala abadlali bebhola abane ngesikhathi idala ingozi yomgwaqo.

View Article

Abe-AfriForum bahambise umasipala enkantolo

Abe-AfriForum sebefake isicelo eNkantolo eNkulu eMafikeng, bethi inkantolo ayiphoqe uMasipala waseMatlosana ukuthi ukhokhele inkampani yakwa-Eskom imali ekweletwayo.

View Article

Unikwe ibheyili yesigidi uPistorius

IMantshi eNkantolo yasePitoli uDesmond Nair unikeze u-Oscar Pistorius ibheyili, waqala, wathemeleza efunda ubufakazi kusukela ngosuku lwesehlakalo.

View Article


Kungase kuphenywe uNathi Mthethwa

UMvikeli woMphakathi uThuli Madonsela, uhlela ukuphenya uNgqongqoshe woMnyango wamaPhoyisa uNathi Mthethwa, ngezinsolo ezithi usebenzise budedengu amandla.

View Article

Ngicela ningangibophi - Owadayisa umhlaba eLenasia

UMandla Dlamini olahlwe yicala lokudayisa umhlaba waseLenasia ngokungekho emthethweni, uncenge iNkantolo yeMantshi yaseGoli, ethi ucela ukungayiswa ejele.

View Article

UMokonyane ukhale ngabahlukumezi

UNdunakulu waseGauteng uNomvula Mokonyane, ukhulume wagxeka umkhuba wokudlwengulwa kwabesifazane, ngesikhathi ethula inkulumo yekhe yokuvula isiShayamthetho sesifundazwe.

View Article


Kutholakale isidumbu sentombazane eLimpopo

Kutholakale isidumbu sentombazane eneminyaka engu-18 ubudala, endaweni yaseRitavi, ngaphansi kukaMasipala iMopani, kusho amaphoyisa aseLimpopo.

View Article


Kutholakale umama nezingane beshonile

Umama namadodana akhe amabili batholakale beshonile ekhaya labo eliseFourways, eGoli, kusho umbiko wamaphoyisa, othi kukholakala ukuthi baphuze ubuthi obuthuze.

View Article

Usizo lwezempilo kubasebenzi basezindlini

Usizo lwezempilo lwangasese selungatholakala nakubasebenzi basezindlini ezweni lonke ngemali engabiza umqashi u-R170, kusho umbiko.

View Article

Makudedelwe ingalo yomthetho - ANC

I-ANC eNorth West iphakamise ukuthi kumele kudedelwe ingalo yomthetho ukuba isebenze kulandela ukuboshwa kukangqongqoshe wesifundazwe uChina Dodovu ngecala lokubulala.

View Article

UPistorius uselangazelele ukubuyela ekuzilolongeni

Umsubathi u-Oscar Pistorius uhlangane namaphoyisa ngoMsombuluko ukuzodingida ngemibandela yokuqala ukuzilolonga, njengoba esalinde ukuqulwa kwecala lokubulala.

View Article


Umndeni wakwaSteenkamp usuthole abameli

Abazali bakaReeva Steenkamp baqoke abameli abazovikela okungakubona kulandela ukubulawa kwendodakazi yabo emzini womsubathi wakuleli u-Oscar Pistorius.

View Article

Ibhungu kwelokuhlasela iphoyisa

Kuboshwe umsolwa ngezinsolo zokugwaza owesilisa endaweni yokucima ukoma ePhoenix nokuzama ukuhlasela iphoyisa ngommese, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal.

View Article


Izokhokhwa ngabakhokhi bentela eyengozi yesikhulu

Uhulumeni wase-Eastern Cape useveze ukuthi abakhokhi bentela kuzomele bakhokhe u-R171 000 wezindleko zemoto elimele kangqongqoshe uPhumulo Masualle.

View Article

Uyavela owadlwengula isalukazi eKZN

Owesilisa osolwa ngokudlwengula isaguga uboshiwe KwaDindi eTaylor's Halt, ngaphandle kwaseMgungundlovu, kusho umbiko wephephandaba.

View Article


Owesifazane kwelokubulawa kwendoda

Owesifazane oneminyaka engu-31 ubudala, uboshiwe ngezinsolo ezithi uyathinteka ekubulaweni kwendoda eneminyaka engu-66 ubudala yaseWolmanransstad.

View Article

Zimkhalele ohlasele epulazini

Ukhalelwe ngezakwadalawane umlisa mumbe waKwaZulu-Natal, osolwa ngokuhlasela umninipulazi nonkosikazi wakhe, ekuthiwa bahlaselwe besepulazini labo eHarburg.

View Article

Lizovela isosha ngezinsolo zokubulala amanye

Isosha, 24, lizovela eNkantolo yeMantshi yaseFouriesburg mayelana nokubulawa kwamasosha amabili emngceleni waleli neLesotho.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live