Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live
↧

Kube nesiphithiphithi enkantolo eBredasdorp

Kube nokudideka eNkantolo yeMantshi yaseBredasdorp ngesikhathi abasolwa ecaleni lokubulawa kuka-Anene Booysen, bekhishwa enkantolo bekhishelwa kwelinye igumbi.

View Article


Ukhala ngesangoma esamqola u-R19 million

Ngesikhathi ebona ukuthi uwine ngaphezulu kuka- R19 million weLotto, kodwa konokuba abe ngocebile, uphinde walahlekelwa ngu-R30 000 awunike usathane wesangoma.

View Article


Kuyanda ukudlwengulwa kwezalukazi

Kudlwengulwe owesifazane, 73, eGawu eMqanduli, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape, nosekungumkhuba okuvukwa ngawo zonke izinsuku.

View Article

Bangibangela amahloni abadlwenguli - ISilo

ISilo samaBandla iNkosi uGoodwill Zwelithini kaBhekuzulu, ukhale ngokukhula kwesibalo sabantu abadlwengulwayo ezweni, wathi kumele abantu bawubike lo mkhuba.

View Article

Uyazihlangula umsolwa kwelika-Anene

UJonathan Davids uliphikile icala lokudlwengula nokubulala u-Anene Booysen, ngesikhathi evele eNkantolo yeMantshi yaseBredasdorp.

View Article


Kudutshulwe amalungu e-IFP KwaMashu

Kudutshulwe amalungu amabili eNkatha Freedom Party ngaphandle kwehhovisi lekhansela elokishini laseThekwini, KwaMashu, kusho amaphoyisa.

View Article

Ubaba ubulawe phambi kwendodana

Abaphangi badubule babulala ubaba waseVanderbijlpark, kubukela indodana yakhe eneminyaka engu-18 ubudala, kusho umbiko wephephandaba.

View Article

Walivuma icala osolwa kwelika-Anene - Iphoyisa

Oyedwa kubasolwa ababhekene necala lokudlwengula nokubulala u-Anene Booysen, uvumile ukuthi walenza leli cala elashukumisa umphakathi waseBredasdorp.

View Article


I-IFP iyamukele inkulumo yeSilo

Iqembu iNkatha Freedom Party KwaZulu Natal iyamukele inkulumo yeSilo samaBandla uGoodwill Zwelithini yokuvula isiShayamthetho eMgungundlovu.

View Article


Ugwetshiwe owadlwengula isalukazi

Owesilisa osolwa ngokudlwengula aphinde aphange ugogo ugwetshwe iminyaka engu-15 yiNkantolo yesiFunda eMgungundlovu, kusho umbiko.

View Article

Kutholakale isidumbu engcwabeni elingajulile

Kuboshwe abesilisa ababili ngemuva kokutholakala kwesidumbu sowesifazane sigqitshwe engcwabeni elingajulile eSikhawini, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal.

View Article

Bayakhala ngenkulumo kaXingwana

UNgqongqoshe woMnyango wezabesiFazane, iziNgane kanye nabantu abaphila nokuKhubazela uLulu Xingwana usebenzisa budedengu amandla akhe.

View Article

Umndeni wakwaSteenkamp uqhatha usizi

Ukufa kukaReeva Steenkamp akukhona nje ukulahlekelwa yingane kubazali kodwa balahlekelwe nayimali abebeyithola kuyena njengoba besebenza into engatheni.

View Article


Angase amiswe uDodovu

Angase amiswe uNgqongqoshe woMnyango wezoHulumeni baseKhaya eNorth West, ophinda abe nguSihlalo eqenjini le-African National Congress esifundazweni uChina Dodovu.

View Article

U-Oscar uqalekisiwe - Umfundisi

Umsubathi wakuleli u-Oscar Pistorius, osolwa ngelokubulala, uqalekisiwe ngokweseka labo abthandana bebe bengabobulili obufanayo, ngokusho kombiko wakamuva.

View Article


Umfundisi uzovela ngelokudlwengula

Umfundisi wase Judah African Revival Mission Church eKya Sand, kulindeleke ukuba avele eNkantolo yeMantshi eKrugersdorp ngecala lokudlwengula intombazane,13.

View Article

Uboshiwe osolwa ngokudlwengula umkakhe

Izolala ibaliwe njengenkomo indoda yaseZola, eSoweto, eboshelwe icala lokushaya nokudlwengula inkosikazi yayo ,kusho amaphoyisa aseGauteng.

View Article


Anamanga amaphoyisa - Umvukuzi owasinda

Umvukuzi owasinda esehlakalweni sokudubula esenzeka emayini yaseLonmin, eMarikana, mhlaka-16 Agasti, utshele iKhomishana kaFarlam ukuthi amaphoyisa akhuluma amanga.

View Article

Kungenzeka ukuthi udokotela wayazi ngamayengandoda

Udokotela waseMhlanga obhekene necala lokuba nesikhungo sokudayisa ngomzimba, kungenzeka ukuthi wayazi ukuthi amantombazane ayahlala kulesi sikhungo ayengamayengandoda.

View Article

Asifanele ama-iPads - Imeya

Emizamweni yokuhambisana nobuchwepheshe, abakhokhi bentela kungenzeka maduze bakhokhele izindleko zamakhansela aseThekwini ukuze athole ama-Apple iPads.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>