Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live
↧

Umama kwelokubulala usana

Owesifazane, 29, uboshelwe icala lokubulala ngemuva kwezinsolo ezithi uklinye wabulala ingane yakhe ebinezinyanga ezingu-16 ubudala, kusho umbiko.

View Article


'Ziphathwa ngendlela iziboshwa ezikhubazekile'

Iziboshwa ezikhubazekile ziphathwa ngendlela enenhlonipho futhi zinamalungelo afanayo nalezo ezingenakho ukukhubazeka, kusho uMnyango wezokuHlumelelisa iziMilo.

View Article


'Umsebenzi awuhlolwa ngokubhalwa kwabashayeli'

UMasipala waseKapa usuphike wama ngentaba ukuthi usebenzisa amathikithi omgwaqo abhaliwe, ukuhlola indlela amaphoyisa omgwaqo asebenza ngayo.

View Article

Kugwazwe indoda eBethanie

Owesilisa oneminyaka engu-33 ubudala ugwazwe washona eBethanie ngaseBrits, kusho amaphoyisa aseNorth West.

View Article

Kusakhonya i-ANC eMbabazane

Iqembu i-ANC namanje kusayilo inkunzi ekhonya kuMasipala waseMbabazane, phezu kokuthi i-NFP ne-IFP baphakamisa ukuthi abasakwethembi ukusebenza kwemeya.

View Article


Kwengezwe amacala abekwe u-Oscar

UMbuso uzokwethula isitatimende sobufakazi bokuthi kwakunengxabano engapheli emzini womsubathi wakuleli u-Oscar Pistorius ngosuku okwabulawa ngalo intombi yakhe.

View Article

Babanjwe beyozingela obhejane

Abantu abahlanu baboshiwe ePhalaborwa, ngezinsolo ezithi bebesendleleni eya esiqiwini iKruger National Park beyozingela obhejane, kusho amaphoyisa aseLimpopo.

View Article

Ungqongqoshe uvume eyokubhubhudla imali

UNgqongqoshe wezeNhlalakahle eNorth West uMosetsanagape Mokomele-Mothibi uvumile ukuthi wasebenzisa yabakhokhintela ngesikhathi ehambele ingqungquthela eMangaung.

View Article


Asizange simlaxaze uMalema - Abameli

Abameli benkampani iBrian Kahn Attorneys baveze ukuthi ngeke basammela lowo owayengumholi we-ANC Youth League owaxoshwa uJulius Malema.

View Article


Ulokhu ekhale njalo enkantolo u-Oscar

Umsubathi wakuleli onezinyawo zokufakelwa u-Oscar Pistorius wayazi kahle kamhlophe ukuthi udubula intombi yakhe uReeva Steenkamp ngosuku eyabulawa ngalo emzini wakhe.

View Article

Abafuni ibe semthethweni insangu - Ucwaningo

Abantu abathathu kwabahlanu baseNingizimu Afrika abayingeni eyokuthi umthunzi wezinkukhu wenziwe ube semthethweni, kusho ucwaningo olwenziwe ngabakwaPondering Panda.

View Article

Uthi akanaxolo owakhubazeka kweka Sifiso Zulu

Akayingeni eyesixoliso sikaSifiso Zulu, owesifazane owakhubazeka ngesikhathi kwenzeka ingozi yogwaqo eminyakeni eyisithupha eyedlule.

View Article

Kushone ababili kudutshulwa eThekwini

Abahambisi bosizo oluphuthumayo bathi owesilisa nowesifazane badutshulwe bashona phakathi edolobheni laseThekwini.

View Article


UPistorius ugxile eBhayibhelini - Umalume

Umsubathi wakuleli obekwe icala lokubulala, u-Oscar Pistorius ubengakaze adle kusukela ngelanga lesigameko ngenxa yokuphatheka kabi, kusho umalume wakhe u-Arnold.

View Article

Kuboshwe izithandani ngelokudlwengula

Indoda yaseLimpopo nonkosikazi wayo balale bebaliwe mayelana nokudlwengulwa kwengane, 12, endaweni yaseMashishimale, eNamakgale, kusho amaphoyisa aseLimpopo.

View Article


Linamacala iphoyisa eliphenya oluka-Oscar

Umphenyi ecaleni elibekwe umsubathi u-Oscar Pistorius, unamacala ayiskhombisa okuzama ukubulala alengela ekhanda lakhe, kuqinisekisa amaphoyisa.

View Article

Utholwe elenga obesolwa ngokudlwengula

Indoda, 50, eyabekwa icala lokudlwengula indodakazi yayo iphindelela eThekwini, itholakale izikhungile ngosuku olwandulela olokuyofaka isicelo sebheyili enkantolo.

View Article


Umama uvume elokubulala ingane

Owesifazane, 29, uzivumele ngowakhe eNkantolo yeMantshi yaseMgungundlovu ukuthi unklinye wabulala ingane yakhe ethi naye uzozibulala, kepha waphazamiseka.

View Article

Kuphenywa ngowabulawa yiphoyisa egqekeza

Kuyaphenywa ngesehlakalo sokudubula, esenziwa yiphoyisa laseCenturion, elakhipha isitatimende lithi lidubule umuntu obezama ukugqekeza emzini walo ose-Eldoraigne.

View Article

Kubhikishe imbokodo eKapa

Ilinganiselwa ku-100 imbokodo engene emgwaqeni yaseKapa yabhikisha iphikisana nodlame olubhekiswe kubantu besifazane nezingane.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>