Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live

Ligwetshiwe iphoyisa elabulala

sdfdsfsd

View Article


Iphoyisa lidubule obezama ukuliphuca isibhamu

Iphoyisa lidubule lalimaza umlisa wase-East London, kusho uphiko oluphenya amacala amaphoyisa i-Independent Police Investigative Directorate.

View Article


Kushone ingane idutshulwa yiphoyisa

Iphoyisa lasePalmietfontein, ngase-Aliwal North, e-Eastern Cape, lisolwa ngokudubula libulale umfana oneminyaka engu-14 ubudala, kusho abe-Ipid.

View Article

Kusolwa umqhafazo kweka-Oscar noReeva

Amanye amahlebezi aphumile ngempelasonto kulandela ukubulawa kukaReeva Steenkamp esemzini wesoka lakhe u-Oscar Pistorius, athi laba baxatshaniswe umqhafazo.

View Article

URamphele uqhakambise elobuntu

Uyilande emuva ezingqalabuthweni ezinjengoNelson Mandela, ekhuluma ngentando yeningi, washo nokuthi uhulumeni wesikhathi udlale kanjani ngabantu bezwe.

View Article


Indoda izibulale nonkosikazi nentombi

Kusaphele izinsuku ezimbili kuphela kudlule usuku lwezithandani, indoda yaseWestville, ekukholakala ukuthi inenkinga yezimali, isidubule yabulala unkosikazi nentombi.

View Article

Ubuyiselwe ezokushayela owashayisa abagijimi

Inkantolo eNkulu yasePitoli, ibuyisele emuva izincwadi zokushayela zomsolwa obhekene necala lokubulala abagijimi abahlanu.

View Article

Amaqembu ezombusazwe awanankinga ne-Agang

Amaqembu ezombusazwe awatatazelanga nakancane ngokumenyezelwa kweqembu elisha lezombusazwe elethulwe yisishoshovu uMamphela Ramphele.

View Article


URamphele uzongenela ukhetho luka-2014

Umbhali, isishoshovu nophinde abe ngusomabhizinisi uMamphela Ramphele uzimisele ngokusebenzisa "isisekelo seqembu lezombusazwe" ukungenela ukhetho lukazwelonke.

View Article


Kutholakale umbungu emgqonyeni

Kutholakale umbungu ufakwe esikhwameni ebesiseduzane nomgqomo kadoti eDunoon, eKapa, ngempelasonto.

View Article

Ludla lubi udlame kuleli - Inhlangano

Ukubulawa kukanobuhle uReeva Steenkamp kugqamisa ukuthi iNingizimu Afrika ilwa nesihlava sodlame esisuka kude, kusho inhlangano iGandhi Development Trust.

View Article

Umfelokazi ubulawe emngcwabeni womyeni

Kudutshulwe kwabulawa umfelokazi kwathi indodana yakhe yalimala emngcwabeni womyeni wakhe, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal.

View Article

USifiso Zulu uyaphuma ejele

Enkulumweni abe nayo nephephandaba ngesonto eledlule, uSifiso Zulu uchaze unyaka odlule njengomkhathaze kakhulu emoyeni nasemqondweni.

View Article


Uyavela enkantolo uPistorius

Umsubathi oteketiswa ngelika"Blade Runner” u-Oscar Pistorius, kulindeleke ukuba avele enkantolo okwesibili nalapho ezofaka khona isicelo sebheyili ecaleni abekwe lona.

View Article

USteenkamp uzolothiswa namhlanje

Intombi ka-Oscar Pistorius ebulewe kulindeleke ukuba ilothiswe ngosuku olufanayo nalapho lo msubathi ezovela enkantolo ukuyofaka isicelo sebheyili.

View Article


Umlilo ubashiye bedinga eKapa

Babalelwa ku-300 abantu abasale bengenamakhaya ngemuva kokuthi umlilo ucekele phansi amakhaya abo kwaLanga, eKapa, kusho abethimba lezinhlekelele.

View Article

U-Oscar wake wanqatshelwa ilayisensi yesibhamu

Lowo osolwa ngecala lokubulala u-Oscar Pistorius, waqala wanqatshelwa ilayisensi yesibhamu, ngokusho kombiko.

View Article


Akukho okusha okuza noRamphele - ANC

Iqembu lezombusazwe elisha elimenyezelwe yisifundiswa uMamphela Ramphele, lakhiwe phezu kwesisekelo sabantu abanezinkonondo, kusho inhlangano ebusayo i-ANC.

View Article

Uhulumeni wenze iphutha waholela abangasasebenzi

Uhulumeni waKwaZulu-Natal wenze iphutha wakhokha isamba esingu-R77 million, ekhokhela abantu abangasasebenzi, lokhu kwenzeke onyakeni wezimali owedlule.

View Article

Ugwetshiwe umdlwenguli eKZN

Owesilisa olahlwe yicala lokudlwengula intombazanyana, ugwetshwe iminyaka engu-24 yiNkantolo yeMantshi yaseVerulam, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>