'USteenkamp ushonele endlini yangasese'
Isehlakalo sokudubula esenzeke ngosuku lwezithandani emzini womsubathi u-Oscar Pistorius, yilona daba oluhamba phambili emaphephandabeni.
View ArticleUdlame lusuka obandlululweni - Zuma
Udlame olukhona emphakathini lwasukela esikhathini sikahulumeni wobandlululo, kusho uMengameli Jacob Zuma, kusho umbiko wakamuva.
View ArticleKubulawe ikhehla eW Rand
Kutholakale ikhehla, 75, libulwe emzini walo oseWeltevreden Park, eRoodepoort, ngemuva kwamahora lingafikanga esikoleni ukuyolanda abazukulu.
View ArticleUhulumeni uyalwa nenkohlakalo - Zuma
Uhulumeni wenza yonke imizamo ukuqinisekisa ukuthi uyalwa nenkohlakalo, kusho uMengameli uJacob Zuma, ngesikhathi ehambele isidlo sasekuseni.
View ArticleUmndeni ukhala ngokubulawa komsolwa
Umndeni wowesilisa waseMalekutu ngaseWhite River, eMpumalanga, uthi usakhungathekile kulandela ukubulawa ngesihluku kwakhe ngezinsolo zokudlwengula.
View ArticleLihlehlile elowaziceba ukuthi wabulala
INkantlo yesiFunda eWynberg ilihlehlisile icala elibhekene nomlisa owazivumela ngowakhe ukuthi wabulala umuntu eminyakeni eyishumi nanye eyedlule
View ArticleU-Oscar ukhihle isililo enkantolo
Abantu baqhubekile nokuzama ukuphusha bangene lapho kuzothethelwa khona icala elibekwe umsubathi wakuleli u-Oscar Pistorius, kusho umbiko.
View ArticleKuvalwe ifemu ekushone kuyo abantu
UMkhandlu waseKapa ukhethe ukuyivala okwesikhashana ifemu iGlobal Gases factory nalapho kushone khona amadoda amabili ngesikhathi kunoqhuma kwegesi, kusho umbiko.
View ArticleIKhabhinethi likhala ngokuhlukunyezwa kwesifazane
IKhabhinethi selizwakalise ukukhathazeka lagxeka izehlakalo zokuhlukunyezwa lwabesifazane nezingane, lathi kumele amacala alolu hlobo abhekwe ngendlela enobunyoninco.
View ArticleU-Oscar uzobekwa icala lokubulala okuhleliwe
UMbuso uhlela ukubeka umsubathi onemilenze yokufakelwa u-Oscar Pistorius icala lokubulala ehlelile ngemuva kokubulawa kwentombi yakhe uReeva Steenkamp.
View ArticleSingasebenzisana noRamphele - Lekota
Kungase kube yinto engenzeka ukuthi sisebenzisane nosomabhizinisi uMamphela Ramphele ua engangena kwezombusazwe, kusho umholi weCongress of the People uMosiuoa Lekota.
View ArticleLihlehlile icala likaMpisane
Icala lesithathu elibekwe usomabhizinisi waseThekwini uMabongi Flora Junior "Shauwn" Mpisane -- nalapho esolwa ngokugxambukela kofakazi boMbuso -- lihlehlisiwe.
View ArticleSisalokhu sisekhefini isikhulu soMnyango wezokuXhumana
Umqondisi Jikelele eMnyangweni wezokuXhumana uRosey Sekese, usalokhu esekhefini eliyisipesheli, kusho umbiko woMnyango.
View ArticleUsoseshini wabasebenzi uyakhala ngoZuma
UMengameli uJacob Zuma uhlulekile ukubeka obala izinhlelo ezizolandelwa ukuqinisekisa ukuthi kuyaliwa nokushoda kwamathuba omsebenzi.
View ArticleUBanda waseZambia uphika eyokuzobhaca kuleli
Owabe enguMengameli waseZambia uRupiah Banda uyakuphika ukuthi ufuna ukuzobhaca kuleli laseNingizimu Afrika, njengoba kuqhubeka impi ezweni lakhe.
View ArticleKuboshwe obeqashe ingane
Kugasele ezakadalawane kwaboshwa indoda yaseZastron, eFree State, esolwa ngokuqasha izingane, kusho uMnyango wezabaSebenzi.
View ArticleKuvamile okwehlele uSteenkamp - SAIRR
Ukubulawa kwentombi yomsubathi u-Oscar Pistorius, kungesinye sezehlakalo ezivamile zokubulawa kwabesifazane eNingizmu Afrika, kusho abeSA Institute of Race Relations.
View ArticleU-Oscar uzophathwa njengazo zonke iziboshwa
Umsolwa ecaleni lokudubula abulale intombi, u-Oscar Pistorius, angeke aphathwe ngendlela eyehlukile kwezinye iziboshwa ezibhekene namacala njengoba etokile.
View ArticleUthi wayehlukunyezwa osolwa ngokubulala umyeni
Owesifazane obhekene necala lokubulala umyeni wakhe, utshele iNkantolo yeMantshi yaseMiddelburg ukuthi ubejwayele ukubhekana nokuhlukunyezwa yena nabantwana bakhe.
View ArticleSiningi isimame esibulawa ngophathina baso - SAIRR
Izibalo ezidedelwe ngabakwaSAIRR zithi okungenani bangu-2488 abantu besifazane baseNingizimu Afrika ababulewe eminyakeni eyisithupha eyedlule.
View Article