Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live
↧

Kubulawe indoda ngaphandle kwesitolo eKapa

Kudutshulwe kwashona indoda ngaphandle kwesitolo esise-Atlantis, kanti kuze kube yimanje ayicaci imbangela yalesi senzo esishiye umphakathi ushaqekile.

View Article


Kuphekwa i-NUM ngelaseMarikana

Inyunyana yabasebenzi basezimayini i-NUM ikuphikile ukuthi yaba nokwedelela abavukuzi basemayini iLonmin eMarikana, ngesikhathi betelekile ngonyaka owedlule.

View Article


Enye inkinga yezincwadi eLimpopo - DA

Izikole eziningi zaseLimpopo namanje azikazitholi izincwadi zokufunda, kusho iDA esifundazweni

View Article

Uyaliphiksa icala uMpisane

Usomabhizinisi waseThekwini uShauwn Mpisane utshele iNkantolo ebhekene namaCala ezamaBhizinisi eThekwini wathi uzowaphika wonke amacala angu-53 abekwe wona.

View Article

Bavelile abase-DRC ababoshwe eLimpopo

Bavele ngaphambi kweNkantolo yesiFunda ePitoli, abasolwa abangu-19 ababhekene necala lokwakha itulo lokuketula uhulumeni wase Democratic Republic of Congo (DRC).

View Article


Zibekwe obala izinqumo ze-ANC

Izinqumo ezathathwa enkomfeni yeqembu elibusayo i-African National Congress, neyabanjelwa eMangaung ngoDisemba, zibekwe esidlangalaleleni ku-website yeqembu.

View Article

Inkantolo imdabukele owabulala unkosikazi oqomile

Uzobhadla ejele, ujele wasePollsmoor Prison, owalutha unkosikazi wakhe ayengasahlali naye, ethi akafike uzomupha imali wase embulala.

View Article

Bafuna ibheyili basolwa kwelikasomabhizinisi

Bazofaka isicelo sebheyili abantu abayisikhombisa abasolwa ngokubulala indoda yaseNelspruit, nebingusomabhizinisi, eNkantolo yeMantshi yaseMiddelburg, kusho amaphoyisa.

View Article


Bavelile abasolwa ngokuqhumisa ama-ATM

Amadoda angu-11 asolwa ngohide lwezigameko zokuqhunyiswa kwemishini yokukhipha imali, ATM, KwaZulu-Natal, avelile eNkantolo yesiFunda eMgungundlovu.

View Article


ISasco igxibhe intela yezifundiswa

Ukuphasiswa kwentela ezothathwa kulabo asebegogodile kuzobe kungukuqhubeka nokukhuthuza abasebenzi bakuleli, kusho iSouth African Students' Congress (Sasco).

View Article

Unesi ubuyele enkantolo kwelokudlwengula

Uphindele eNkantolo eNkulu yaseBloemfontein osolwa ngokudlwengula isiguli esasibangwa nezibi sinesifo somdlavuza eNational Hospital, kuleli dolobha.

View Article

Uzovela osolwa kwelokudlwengula nokubulala

Umsolwa wesibili ekuthiwa uyathinteka ekudlwengulweni nokubulawa kwentombazane yaseBredasdorp, u-Anene Booysen, kulindeleke avele ngaphambi kwenkantolo.

View Article

UMpisane uzozwa isinqumo ngebheyili

Usomabhizinisi waseThekwini uShawn Mpisane uzozwa namhlanje ukuthi uzonikezwa yini ibheyili yiNkantolo ebhekene neziphathelene neziMali eThekwini.

View Article


Unkosikazi kangqongqoshe ufuna izigidi behlukanisa

Unkosikazi kangqongqoshe weKhabhinethi ufuna izigidi njengoba laba behlukanisa, okubalwa isithabathaba somuzi ongabiza okungenani uR70 million.

View Article

Kubulawe owesifazane eF State

Kutholakale owesifazane egwazwe washona emzini wakhe eRiebeeckstad, eWelkom, kusho amaphoyisa aseFree State.

View Article


Izodikibalisa abantu abasha intela - Afriforum

Intela ezobanjwa kulaba asebegogodile nehlongozwa yi-ANC, izothena amandla abantu abasha asebeqede isikole iphinde iholele ekutheni abantu babaleke eNingizimu Afrika.

View Article

IMeya inqabe imoto kanokusho

IMeya kaMasipala waseTlokwe, u-Annette Combrink, yalile ukusebenzisa imoto kanokusho yomsebenzi eyithengelwe ngumasipala, nefike ngesonto eledlule.

View Article


Usenkantolo umfundi obulale omunye

Umfundi waseKapa uzovela enkantolo ngezinsolo zokubulala omunye umfundi owale ukumnika umphako wakhe, ngokusho kombiko.

View Article

UZuma ukhalise iZambia

UMengameli wezwe laseNingizimu Afrika uJacob Zuma, usethumele amazwi enduduzo kuhulumeni nabantu bonke baseZambia, kulandela isiphihli sengozi edlule nemiphefumulo.

View Article

Kuphenywa odokotela eGauteng

Odokotela baseGauteng abayisithupha, babhekene nekomidi lokuqondiswa kwezigwegwe mayelana nezinsolo ezithi baxhaphaza izimali eziklanyelwe ama-over time.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>