Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live
↧

Kuzoshuba kwezemfundo eMpumalanga

Izikole zaseMpumalanga ezithole ngaphansi kuka-50% wabaphasile zizothathwa njengezingawenzi umsebenzi bese kuthi abaphathi bakhona bachaze kabanzi.

View Article


UNzimane uncome u-matric

UNgqongqoshe weMfundo ePhakeme uBlade Nzimande, uzwakalise ukwamukela izinga lokuphasa labebanga leshumi, wathi uncoma kakhulu imiphumela ye-maths.

View Article


Kudale izinkinga ukwebiwa kwamakhebula e-E Cape

Ukwebiwa kwamakhebula kagesi sekuphazamise ukuhanjiswa kosizo oluphuthumayo eQueenstown, kusho uMnyango wezeMpilo e-Eastern Cape.

View Article

Igama leLonmin ezinkampanini ezibhedayo

Sekuphakanyiswe igama lenkampani iLonmin, liphakamiselwa indondo yokuba yinkampani engenzi kahle ukuzedlula zonke emhlabeni, onyakeni ka-2012.

View Article

Kuduke isivakashi eKapa

Akukho mkhondo oqhamukayo ngesivakashi saseBrithani esinyamalele edolobheni laseKapa, kusho umbiko wamaphoyisa, othi kuyaphenywa.

View Article


Uqhuba kahle uMandela

Umzukulu waloyo owabe enguMengameli wezwe uNelson Mandela, uthi uTata uqhuba kahle kakhulu empilweni, kulandela ukuthi alaliswe esibhedlela amasonto amathathu.

View Article

Kufunwa ababulali bowekhilikithi

Amaphoyisa afuna uthuli ababulali bomdlali wekhilikithi waseWestern Cape, uJohn E Commins, oshone ngesikhathi kuhlaselwa emzini wakhe oseNewlands, eKapa.

View Article

U-R100m wokuqinisa ezokuphepha ezitimeleni

AbakwaPassenger Rail Agency of SA ( Prasa), bathi sekubekwe eceleni isamba esingu-R100 million, kuze kuzoqiniswa ezokuphepha kwabagibeli nabasebenzi.

View Article


Ukhala uyazithulisa oshayise wabulala usana

Ukhala uyazithulisa umama waseFree State oshayise ngemoto wabulala usana lwakhe olunezinyanga ezingu-15 ubudala.

View Article


Sigile izimanga isiboshwa sidabula o-A

Isiboshwa ejele laseThekwini sigile imihlola sidabula o-A abahlanu siphasa umatikuletsheni waso, nokho safeyila imaths.

View Article

Uboshiwe obanjwe ne-speed jammer

Izobingelela iMantshi eNkantolo yaseHeidelberg, indoda ebanjwe ngamaphoyisa isebenzisa umshini wokujema isivinini semoto.

View Article

Kushone umfana kucotshwanwa

Kushone umfana oneminyaka engu-16 ubudala ngesikhathi egwazwa ngumngani wakhe, kucotshwanwa endaweni yase-Willowvale, e-Eastern Cape.

View Article

Kuthunyelwe amasosha akuleli eCAR

Uhulumeni waseNingizimu Afrika usephasise ukuthi kuthunyelwe amasosha akuleli angu-400, eCentral African Republic (CAR), ukuyokwelekelela amasosha ezwe alwa namavukelambuso.

View Article


Ubaba uzibulale nonkosikazi

Zisale ziyizintandane izingane ezintathu eziseminyakeni ephakathi kwemine neyishumi nanye ubudala, ngesikhathi ubaba wazo egwaza ebulala unina ezibulala naye.

View Article

Kuboshwe ababanjwe nensangu

Amaphoyisa alunywe indlebe kwaboshwa amadoda amabili aseKimberley abanjwe nensangu eyisisindo esingu-39kg, kusho amaphoyisa aseNorthern Cape.

View Article


Kulimale 30 engozini eBloem

Abantu abangu-30 abahlanganisa nezingane ezintathu balimele ngesikhathi kwenzeka ingozi ehlanganisa amatekisi amabili emgwaqeni ongu-N6, eBloemfontein.

View Article

UZuma ukhala ngokungalingani kwabantu ngokwezimali

Ukungalingani phakathi kwemindeni yabamnyama nabamhlophe akukwenzi ukubuyisana kuphumelele, kusho uMengameli wezwe uJacob Zuma.

View Article


Unyaka wonke epake imoto esikhumulweni sezindiza

Usomabhizinisi waseGoli ukweleta isikhumulo sezindiza i-OR Tambo, imali elinganiselwa ku-R42 000, njengoba kuthiwa ubepake khona imoto yakhe unyaka wonke.

View Article

Kufunwa oduke eNanda Dam

Abatakuli baKwaZulu-Natal bayaqhubeka nokuthungatha indoda enyamalale eNanda Dam, ngesikhathi ibhukuda, kusho abakwaNational Sea Rescue Institute.

View Article

Ayazifihla amadoda a-bisexual - Umbiko

Umbiko okhishwe ngabe Journal of Consulting and Clinical Psychology, uthi u-38% wabantu besilisa awukaze uyithi vu, eyokuthi sewake waya ocansini nenye indoda.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>