Kushone 4 engozini eKrugersdorp
Abantu abane bashonile ngesikhathi iveni elithutha impahla lishayisa umuntu obehamba ngebhayiiskili, eKrugersdorp, kusho abahambisa usizo lokuqala.
View ArticleKuboshwe obanjwe nesibhamu e-E Cape
Zimkhalele umlisa waseButterworth, e-Eastren Cape, obanjwe ngamaphoyisa ephethe isibhamu esingekho emthethweni kanye nezinhlamvu.
View ArticleKubulawe iphoyisa eRocklands
Kudutshulwe kwabulawa iphoyisa endaweni yaseRocklands, ngase-Uitenhage, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape.
View ArticleKushone 2 kuphahlazeke indiza encane eLimpopo
Abantu ababili bashonile ngesikhathi kugqamuka umlilo ebhanoyini ebebeligibele, liphahlazeka, ePhalaborwa, kusho amaphoyisa aseLimpopo.
View ArticleKubi kowesifazane oginqike nemoto
Owesifazane oneminyaka engu-28 ubudala ulimale kambi ngesikhathi imoto abehamba ngayo iginqika emgwaqeni ongu-N2 phakathi kwaseShaka's Rock naseBallito.
View ArticleInjabulo kuzalwa izingane zonyaka
Zilinganiselwa ku-57 izingane ezizalwe eGauteng, ngemizuzu yokuqala kuqale unyaka ka-2013, kusho uMnyango wezeMpilo esifundazweni.
View ArticleU-matric wethu uzophasa kahle - W Cape
Isifundazwe iWestern Cape sinokukhulu ukuzethemba ekutheni abafundi bakamatikuletsheni bazokwenza kahle, kusho uNgqongqoshe woMnyango wezeMfundo uDonald Grant.
View ArticleUsesibhedlela owesifazane owe entabeni
Owesifazane waseThekwini oneminyaka engu- 41 ubudala, usinde kukubi ewa esuka eweni eliphakeme ngo-30m, eChatsworth.
View ArticleSebeyaziwa abashone kuphahlazeka indiza
Asededelwe amagama abantu ababili abashone ngesikhathi kuphahlazeka indiza encane ePhalaborwa, eLimpopo, kusho imibiko.
View ArticleKubhujiwe emililweni eKapa
Imililo equbuke kugujwa ukungena konyaka omusha idlule nemiphefumulo yabantu abathathu kwathi abalinganiselwa ku-4 000 basala dengwane.
View ArticleIngane ena-5 ibibuka kubulawa unina
Umfanyana oneminyaka emihlanu ubudala uzibonele ngawakhe ngesikhathi uyise eshaya, ephinda edubula ebulala unina, kusho amaphoyisa aseMpumalanga.
View ArticleBaphoxile abashayeli bezimoto - RTMC
Abashayeli bezimoto abayenzele phansi iNingizimu Afrika, ohlelweni lokuthi kushaye u-2015 sibe sesehle ngengxenye isibalo sabashona ezingozini zomgwaqo ngamaholidi.
View ArticleUdedelwe obesolwa kolwaseNanda
Isidedelwe indoda ebiphekwa ngemibuzo kulandela isehlakalo sokubulawa ngesihluku kukamama nabantwana bakhe abahlanu, eNanda.
View ArticleKushone ugogo kuqubuka isiphepho
Kushone isalukazi kwalimala abangu-105 ngesikhathi kunesiphepho esinamandla eSasolburg eFree State, kusho isikhulu sikamasipala wendawo.
View ArticleIsihluku bemdlwengula bembulalela emathuneni
Amadoda amabili nabafana ababili, kulindeleke bavele ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseHarrismith, mayelana necala lokudlwengula nokubulala.
View ArticleUhulumeni akasukumele ukugula kwezimbongolo - DA
Iqembu iDemocratic Alliance, e-Eastern Cape, lithi kumele uhulumeni wesifundazwe asukumele indaba yokugula kwezimbongolo.
View ArticleUlulama kahle uMandela - Umbiko
Uqhuba kahle kakhulu ekululameleni ekhaya owabe enguMengameli uNelson Mandela, kusho umbiko okhishwe yiHhovisi likaMengameli.
View ArticleAmaqembu ancome imiphumela ka-matric
Amaqembu abantu abasha adlelana namaqembu ezombusazwe, asencome imiphumela kamatikuletsheni yabafundi bangonyaka ka-2012.
View ArticleYenze kahle kakhulu iGauteng ku-matric
Abafundi bakamatikuletsheni baseGauteng yibo abaphase ukwedlula abanye abafundi kwezinye izifundazwe, njengoba kuphase isibalo esingu-83.9%.
View ArticleKushone ingane engozini yomgwaqo
Umfanyana oneminyaka emibili ubudala ushonile kwalima abanye abantu abane, abahlanganisa nezingane ezimbili, ngesikhathi kwenzeka ingozi yomgwaqo eFree State.
View Article