Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live
↧

Kungenzeka yephule umthetho iSABC - FXI

Kungase kwenzeke ukuthi kuphambene nomthetho wokukhuluma ngokukhuleka ukuhoxiswa kwesikhangisi esinoMengameli Jacob Zuma, okwenziwe yiSABC.

View Article


Iyaqhubeka nokutheleka eyenduduzo ngoGerwel

Ilokhu iqhubeke njalo nokungena imiyalezo yenduduzo emndenini kaSolwazi Jakes Gerwel, kulandela ukudlula kwakhe emhlabeni eneminyaka engu-66 ubudala.

View Article


I-ANCWL imfuna ebuyele kuleli uDewani

I-ANC Women’s League izohambela iSouth African High Commission eLondon ngenhloso yokubuyisela uShrien Dewani kuleli azobhekana necala asolwa ngalo.

View Article

Ungqongqoshe usolwa ngokuqasha abangani

UNgqongqoshe woMnyango wezoLimo eLimpopo uJacob Marule kuthiwa uyingxenye yomkhonyovu othinta iholo lika-R1 million ngonyaka.

View Article

Imali eningi kahulumeni iya emiholweni

Imali eningi kahulumeni iya emiholweni, kanti ukhokhela enhle imali le - cishe u-40% wabantu abamnyama abahola kakhulu eNingizimu Afrika abasebenzela uhulumeni.

View Article


UZille ufuna kuthunyewe amasosha emaphandleni

UNgqongqoshe wezokuVikela uNosiviwe Mapisa-Nqakula kumele athumele amasosha emaphandleni aseWestern Cape, kuze kuzonqandwa udlame lwabasebenzi basemapulazini.

View Article

Wayengathi unamadimoni uNtshongwana - Ubufakazi

Owabe engumdlali wamaBlue Bulls obhekene necala lokubulala abantu esebenzisa imbazo, wayengathi unamadimoni futhi ebukeka njengoSathane uqobo lwakhe, kusho ubufakazi.

View Article

Liyashoda igazi - SANBS

Ukuvalwa kwezikole kanye nezimvula ezihlasele eKZN kunomthelela ekushodeni kwegazi ezibhedlela, nosekuphoqe izikhungo zokwelapha ukuthi zihlehlise ukuhlinzwa kwabantu.

View Article


Kuxwayiswa abalandeli bakaMalema

Amaphoyisa aseLimpopo asexwayise athi kumele kube nokuthula uma loyo owabe engumholi we-ANC Youth League, uJulius Malema, esevela ngaphambi kwenkantolo.

View Article


Kukhulile ukwebiwa kwemfuyo

Ziyanda izehlakalo zokwebiwa kwemfuyo eziqhubeka emingceleni yaseNingizimu Afrika, kusho abeSA National Defence Force.

View Article

Iphoyisa lisolwa ngokudlwengula umfana

Likhalelwe ngamasongo kaSigonyela iphoyisa laseWestern Cape elisolwa ngokudlwengula umfana, 14, eWorcester, kusho i-Independent Police Investigative Directorate (Ipid).

View Article

I-ANCYL ijikele uMalema

Umengameli we-ANC Youth League owaxoshwa uJulius Malema kumele engabe unamahloni ngoba wahluleka ukutshengisa ukuba yisibonelo etsheni yakuleli, kusho uphiko.

View Article

Kulimale ozithwele engozini eThekwini

Intombazane ekhulelwe yaseNanda ithole ukulimala ngesikhathi itekisi ebiyigibele ishayisana neloli kuChris Hani Road, eThekwini, isendleleni eya kovakasha ejele.

View Article


Uboshiwe owetulo lokubulala unina

INkantolo yesiFunda eThekwini ichaze indlela umphakathi onengeke ngayo ngokwanda kwezehlakalo zokubulawa kwabazali yase ishova ejele u-Astrid Tavira, 20.

View Article

Samukelwe isigwebo sobehlukumeza izingane

IChildline isamukele isigwebo esinikezwe lowo owayeyiphoyisa laseWestville, nolahlwe yicala lokutholakala nokusabalalisa izithombe zocansi ezibandakanya izingane.

View Article


Ukhala ngamanesi ayenqaba ukuthi abone uyise

Kwagcina ngokumanela umkhulu oneminyaka engu-70 ubudala obeguliswa wumdlavuza ohlobene nomphimbo, ushona nje usedlule ezinhlungwini ehleli esibhedlela.

View Article

'Wayekhathazeke ngemoto yakhe owayeshayisile'

Umshayeli wemoto owashayisa uThomas Ferreira waseWest Rand ngonyaka odlule akazamanga ukumsiza, kunalokho wazungeza imoto yakhe ebheka umonakalo.

View Article


AbaseGoli abaqhumisa ama-ATM sebengenise eKapa

Izigilamkhuba zaseGoli eziqhumisa imishini yokukhipha imali, ezihlanganisa abantu base-Eastern Cape abaqeqeshwe ngokwasembuthweni, sezingenise eKapa.

View Article

Ubonga abakubo osinde ehlaselwa

Owesilisa waseThekwini ubonga abakubo njengoba esaphila kulandela ukushaywa yizigebengu ngezando zazama nokumnquma umunwe ukuze zithathe indadatho yakhe yomshado.

View Article

Kushone owesifazane kudutshulwa eThekwini

Owesifazane othengisa emgwaqeni udubuleke washona ngesikhathi etholwa yinhlamvu, kudubulana izigilamkhuba nonogada ePhoenix, eThekwini.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live