UMkhize uxwayisa 'ngabavakasha bengamukelekile'
UNdunankulu waKwaZulu-Natal usecele amaqembu ezepolitiki ukuthi agweme izinto ezingase zidale uthuthuva, "njengokuhambela imizi yabantu bengamenyiwe".
View ArticleKuvikelwe isinyathelo sikaDhlomo
UMnyango kaNgqongqoshe wezeMpilo KwaZulu-Natal uSibongiseni Dhlomo usukuvikele ukusebenzisa kwakhe indiza esetshenziselwa izimo eziphuthumayo.
View Article'Kothathwa izinyathelo ngeNkandla uma kufanele'
Kuthenjiswa izinyathelo ezisheshayo uma uphenyo ngokulungiswa komuzi kaMengameli uJacob Zuma lukhomba ukuthi kukhona inkohlakalo noma ukungahambisi ngendlela.
View ArticleUNzimande ufuna kuvikelwe uZuma
UNobhala Jikelele weSACP uBlade Nzimande usephakamise ukuthi kube nomthetho ovikela uMengameli Jacob Zuma kulabo abedelela baphinde bambukele phansi.
View ArticleI-NPA iphenya ngolwentatheli yakuleli
I-NPA iphenya ngezinsolo zokuboshwa kwentatheli yaseNingizimu Afrika kwa-Israel, uGadija Davids wakhishwa emkhumbini wase eboshwa, kusho umbiko.
View ArticleKuphenywa ngesigejana esibulala izitabane
Amaphoyisa aseGauteng akholelwa ukuthi kungenzeka ukuba iqembu lemigulukudu liyathinteka ekubulaweni kwezitabane eziyisishagalombili, ngokusho kombiko.
View ArticleAbafana baboshelwe ukubulala uthisha
Abafana ababili baboshiwe mayelana necala lokubulawa kukathisha wasesikoleni esiseNkanini ngaphandle kwaseButterworth, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape.
View ArticleOsekhulile ulume umdlwenguli
Owesifazane osekhulile futhi ongaboni kahle emehlweni, ohlala eBhamshela, KwaZulu-Natal ungene ngezinyo indoda ebimdlwengula, ngoba efuna imyeke.
View ArticleUvume elokubulala uyise
Idliwe ngunemebeza yaze yagcina isivumile indodana kamfundisi waseFree State izivumele ngokwayo ukuthi yabulala uyise, kusho umbiko wakamuva.
View ArticleUZille akaxhumane nongqongqoshe - Zuma
UNdunakulu waseWestern Cape uHelen Zille kumele axhumane nongqongqoshe ezingeni likazwelonke, uma efuna usizo ngodaba oluthinta abasebenzi basemapulazini.
View ArticleLuyaqhubeka uphenyo ngeMarikana
Kwatholakala amagobolondo ezinhlamvu ohlobo lwesibhamu i-shotgun angu-57 nawe-pistol angu-31 egqumeni eMarikana nalapho kwabulawa khona abantu abangu-16 ngo-Agasti.
View ArticleI-ANC eThekwini isibheke iMangaung
I-ANC esifundeni esiseThekwini, kulindeleke ukuthi iqoke amalungu ezowaphakamisela izikhundla eziphezulu ku-ANC, uma sekubanjwa umhlangano wokuqokwa kobuholi.
View ArticleAmaphoyisa abulale umsolwa eKZN
Owesilisa obefunelwa uxhaxha lwamacala udutshulwe washona ngamaphoyisa endaweni yaseSonkontshe, eHammarsdale, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal.
View ArticleKuboshwe ingane etholakale nesibhamu
Kuboshwe umfanyana, 14, ngokutholakala nesibhamu esingekho emthethweni eLotus Gardens, entshonalanga nePitoli, kusho amaphoyisa aseGauteng.
View ArticleKukhwabanisa abaxakeke ngempela - Undunankulu
Ukukhwabanisa yicala imvamisa elenziwa ngabantu abaxakeke kakhulu kwezomnotho nakwezinye izimo zempilo, kusho uNdunankulu wase-Eastern Cape, uNoxolo Kiviet.
View ArticleIchemile eyokuhlonishwa kukaZuma yedwa - Cosatu
Sichemile isiphakamiso sokuthi kube khona umthetho ozovikela uMengameli uJacob Zuma kuphela uma edelelwa, kusho iCongress of SA Trade Unions.
View ArticleUZuma uphendule uLekota
Kuwukuphuma esandleni ukuthi umuntu angakhuluma athi abukho ubuholi kuleli laseNingizimu Afrika, kusho uMengameli uJacob Zuma, ngesikhathi ephendula imibuzo ePhalamende.
View ArticleKuboshwe izingane ngelokubulala
Kuboshwe izingane eziyisithupha eziphakathi kweminyaka engu-12 no-14 ubudala mayelana nesigameko esashaqa izwe sokubulawa kwezingane ezintathu eLimpopo ngo-Agasti.
View ArticleKushone umshayeli weloli eThekwini
Kushone indoda ngesikhathi iloli ebihamba ngayo iphaphalaza iyokhalakathela ebhulohweni elingamamitha angu-30 ukushona phansi eThekwini, kusho abezimo eziphuthumayo.
View ArticleKutholakale izizinda zezidakamizwa eGoli
Kubhadanywe izizinda ezimbili zokukhiqiza izidakamizwa eGoli, kusho amaphoyisa, kwatholakala nezinsiza zokwakha izidakamizwa zenani lika-R30 million.
View Article