Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live

Kubanjwe amalungu e-ANC 'ayizipoki' e-E Cape

I-African National Congress e-Eastern Cape isivundulule amalungu "ayizipoki" emabhukwini eqembu esifundazweni, ngesikhathi kulungiselelwa umhlangano waseMangaung.

View Article


Uthisha ubehola ehlezi ekhaya iminyaka

Uthisha waKwaZulu-Natal nosethathe ikhefu lokugula iminyaka eyisishiyagalombili ubehola imali egcwele eMnyangweni wezeMfundo, ngokusho kombiko.

View Article


Uhulumeni uzwa ngoba sekunodlame - Umphakathi

Uhulumeni uthole ukugxekwa ngesikhathi kunokulalelwa kwezimvo zomphakathi mayelana nodaba oluthinta ama-etolls, umphakathi uthi uhulumeni ulalela ngoba sekunodlame.

View Article

Abanamakhaya abasolwa kwelezingane zaseLimpopo

Kukholakala ukuthi zingondingasithebeni, izingane ezinhlanu kweziyisithupha ezibhekene necala lokubulala izingane ezintathu zaseLimpopo, kusho amaphoyisa.

View Article

I-NFP ‘kumele’ imxoshe uKhoza

Uma iNational Freedom Party (NFP) ifuna ukuthathwa njengeqembu elinohlonze kumele ixoshe lowo obeyikhansela laseThekwini uVusi Khoza ngemuva kokutholakala enecala.

View Article


Uzovela umfana osolwa ngokubulala

Lizovela ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseWitbank ibhungu elineminyaka engu-17 ubudala elibhekene necala lokubulala intombazane eneminyaka engu-14 ubudala.

View Article

Ngeke sikwazi ukubaholela u-150 - Umlimi

Umninipulazi uGerhard de Kock, waseDe Doorns, uthi ngeke asatshiswe abasebenzi basemapulazini abashise insimu yakhe yamagilebhisi ngesonto eledlule.

View Article

Kuboshwe amabhungu ngokweba imfuyo

Kuboshwe amabhungu amathathu ngezinsolo zokuthi ebe imfuyo eRocklands ngase-Uitenhage, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape.

View Article


Banengcindezi ongqongqoshe nezikhulu - Motlanthe

Bunengcindezi ubudlelwano babanye abasebenzi bakahulumeni nezimiso zabo zezombusazwe, kusho iPhini likaMengameli wezwe uKgalema Motlanthe.

View Article


Amaphoyisa kumele aqeqeshelwe izidubedube - Popcru

Amaphoyisa kumele aqeqeshelwe ukubhekana nothuthuva uma luqubuka emphakathini ngenxa yemibhikisho, kusho umengameli weSA Policing Union (Sapu) uMpho Kwinika.

View Article

Muningi umsebenzi obheke amaphoyisa - Phiyega

Amaphoyisa aseNingizimu Afrika abhekene nomsebenzi omningi kakhulu ohlanganisa ukuqinisekisa ukuphepha kwabantu, kusho uKhomishana wamaPhoyisa kuzwelonke.

View Article

UMalatsi ulindiwe ejele

Lowo owayengusopolitiki uDavid Malatsi kulindeleke ukuthi afike ejele laseGoodwood, eKapa ukuze ezoqala isigwebo sakhe seminyaka emihlanu, kusho umbiko.

View Article

Udilikajele kowadlwengula ugogo

INkantolo eNkulu eMgungundlovu iyigwebe udilakajele indoda yaseNew Hanover, KwaZulu-Natal, elahlwe yicala lokudlwengula umakhelwane wayo oneminyaka engu-82 ubudala.

View Article


Akuqashelwe uZuma - ANCYL

Uphiko lwentsha ye-ANC eLimpopo luthi alukutholi ukuphumula ngokuphawula kukaMengameli uJacob Zuma, ophawule wathi wazikhokhela yena imali yokulungiswa komuzi waseNkandla.

View Article

Akwaziwa ukuthi bangakanani abathwalwayo eKZN

ImiNyango kahulumeni waKwaZulu-Natal ayinazo izibalo zamantombazane abe yizisulu zesiko lokuthwala, kusho ikhomishana iCommission for Gender Equality.

View Article


Kushone indoda engozini eKZN

Kushone umuntu oyedwa kwathi omunye walimala ngesikhathi kwehla ingozi yomgwaqo ehlanganisa izimoto ezintathu eThekwini.

View Article

Sithole ukwelashwa isalukazi esadlwengulwa

Isalukazi, 82, umdlwenguli waso ogwetshwe udilikajele, sichithe impelasonto esibhedlela sithola ukwelashwa ngodokotela nabeluleki bezengqondo, kusho umbiko.

View Article


Abashayeli mabahloniphe umthetho - Mchunu

UNgqongqoshe wezokuThutha KwaZulu-Natal uWillies Mchunu umemele bonke abashayeli bezimoto ukuba balandele imithetho yomgwaqo kulandela izingozi eziningi.

View Article

Ngaboleka uZuma eyokulungisa eNkandla – Reddy

Usomabhizinisi owaziwayo waseThekwini uVivian Reddy owake wanikelela uMengameli uJacob Zuma ngemali yokulungisa umuzi wakhe, usephumele obala wavikela uZuma.

View Article

Kushone owesifazane engozini eKZN

Kushone owesifazane kwathi omunye walimala kanzima ngesikhathi beshayishwa yimoto encane ngasemgwaqweni ongenela eSezela, eningizimu yeScottburgh, KwaZulu-Natal.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>