Uvelile ngelokudlwengula owesilisa waseSoweto
Indoda yaseSoweto esolwa ngokudlwengula umzala wayo, 10, ivele eNkantolo yeMantshi yaseProtea, kusho amaphoyisa aseGauteng.
View ArticleIScopa izophenya ngeNkandla
Ikomidi elibhekelela ukusebenza kwezimali zomphakathi ePhalamende, iScopa, izohloma imibuzo uMnyango wezemiSebenzi yoMphakathi ngodaba lwaseNkandla.
View ArticleI-ANC eKZN iphika eyetulo ngoButhelezi
I-ANC KwaZulu-Natal iphike yalala ngomhlane ukuthi yakha itulo lokusoconga umholi weNkatha Freedom Party, uMangosuthu Buthelezi.
View ArticleLuyaqhubeka uphenyo ngeMarikana
Ikhomishana yophenyo ngodaba lwaseMarikana, iFarlam Commission of Inquiry, izoqhubeka nomsebenzi ngasekupheleni kwesonto kulandela ukwethulwa kobufakazi.
View ArticleIndodana isolwa ngokubulala uyise
Umndeni wendoda, 68, yakwaMnyandu endaweni yaseVulindlela usashaqekile kulandela izinsolo zokuthi ibulawe yindodana yayo ngesikhathi kuqubuka ingxabano.
View ArticleKuthungathwa owesilisa owaduka
Umndeni kaNtsikelelo Neville Mbali, 54, nongumnikazi wamatekisi akhokhelwa ngebanga alihambayo (metred taxi) nowagcina ukubonakala ngo-Okthoba 18, usamthungatha.
View ArticleKuzodayiswa izimpahla zendodana kaZuma
Ngalesi sikhathi ngelizayo u-Edward Zuma, oyindodana kaMengameli uJacob Zuma, uzolahlekelwa yi-BMW X5 yakhe kanye nezimpahla zasendlini uma konke sekudayiswa.
View ArticleIndoda yaseSoweto iboshelwe ukukhwabanisa
Indoda yaseSoweto iboshelwe ukukhwabanisa eMofolo North, kusho amaphoyisa aseGauteng kulandela ukuthi elunywe indlebe ngalo mkhuba.
View ArticleUmphezulu ubulale ababili eKZN
Umndeni waseNdwedwe usale uphithene amakhanda kulandela ukushona kwezingane zawo ezimbili kwathi ezinye zathola ukulimala ngesikhathi zishaywa umbani.
View ArticleOwe-DA ugxeke uMotshekga we-ANC
USotswebhu weDA, uWatty Watson usegxeke uSotswebhu we-ANC, uMathole Motshekga, ngomcimbi odle iPhalamende u-R2.1 million, kusho umbiko.
View ArticleKuboshwe abebe amaphepha ezivivinyo e-Unisa
Kuboshwe amadoda ayisihlanu ngezinsolo zokuthi ebe amaphepha okuhlolwa kwabafundi e-University of SA (Unisa), ophikweni olusePitoli, kusho oKlebe.
View ArticleAmaphoyisa ahlukumeza ofakazi - Umbiko
Abantu abayisithupha ababoshwa mayelana nokubulala okwenzeka ezindaweni ezakhelene neMarikana bathi bahlukunyezwa, kulalele ikhomishana yophenyo.
View ArticleKubulawe iphoyisa eHebron
Kubulawe iphoyisa likamasipala ngesikhathi lidutshulwa lisemsebenzini eHebron, ePitoli, kusho amaphoyisa kaMasipala waseTshwane.
View ArticleSihlehlisiwe isinqumo ecaleni likaMpisane
Isinqumo mayelana nesicelo esifakwe uMbuso ukuba wenze ushintsho ecaleni lenkohlakalo nokukhwabanisa elibekwe usomabhizinisi uShauwn Mpisane, sihlehlisiwe.
View ArticleKuthungathwa owele estamkokweni
Kuyaqhubeka ukuthungathwa kwentombazane, 10, ewele esitamkokweni iphuma esikoleni e-Ivory Park, kusho abezimo eziphuthumayo eGoli.
View ArticleI-SAHRC igxeke amaphoyisa kolukaTatane
Amaphoyisa asebenzisa isihluku esimangalisayo ngesikhathi kunombhikisho eFree State ngo-2011, nokwaphetha ngokushona kuka-Andries Tatane, kusho iSA Human Rights Commission.
View ArticleKuqubuke umlilo eBenoni
Izicishamlilo zisebenze kanzima eBenoni, e-East Rand, zizama ukubhula umlilo oqubuke lapho kugcinwa khona impahla, kusho abezimo eziphuthumayo eKurhuleni.
View ArticleUtholakale eseshonile obedukile
Sitholwe abantu abebezidlulela isidumbu somshayeli wamatekisi akhokhelwa ngebanga alihambuile (meter taxi) waseHowick, sitholakala eMatimatolo ngaseGreytown.
View ArticleKubulawe abavukuzi eKZN
Kwesinye isiteleka sasemayini yamalahle eDanhauser ngaseDundee, onogada badubule babulala abavukuzi ababili ngesikhathi lesi siteleka siphelezelwa wuthuthuva.
View ArticleAyikatholakali ingane engene esitamkokweni
Kusaqhubeka ukuthungathwa kwentombazane, 10, ewele esitamkokweni e-Ivory Park, kusho abezimo eziphuthumayo eGoli.
View Article