Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live

Kunobuthaka kwa-grade 9 - Motshekga

Ibanga lakwa-grade 9 yilona banga engathi lintekenteke kakhulu eMnyangweni wezeMfundo kuleli, kusho uNgqongqoshe woMnyango u-Angie Motshekga.

View Article


Uzohlawulwa owadlwengulwa esitokisini

Indoda eyadlwengulwa esitokisini samaphoyisa iseneminyaka engu-17 ubudala, izohlawulwa ngo-R200 000, ozophuma kuNgqonqgoshe woMnyango wezokuPhepha.

View Article


Sisinde kukubi isicishamlilo eKZN

Umlisa osebenza njengesishamlilo eThekwini akagcinanga nje ngokuwa esuka esitezi sesithupha kepha uye wayokhalakathela emgodini obuvutha umlilo unesidumbu phakathi.

View Article

Lala ngokuthula qhawe - ANC

Inhlangano i-African National Congress izwakalise ukudumala ngemuva kokuvela kwezindaba zokudlula emhlabeni kukalowo owabe engumengameli wakuleli uNelson Mandela.

View Article

Kunconywe igalelo likaMandela kwezobulungiswa

Lowo owaba ngumengameli wokuqala wentando yabantu uNelson Mandela, wanikela impilo yakhe ekuqinisekiseni ukuthi abantu baphila impilo engcono, kusho iSalvation Army.

View Article


UMandela wadela konke - EFF

Lowo owayengumengameli wezwe uNelson Mandela wadela konke empilweni yakhe ngesikhathi elwela inkululeko yezwe, kusho iqembu i-Economic Freedom Fighters.

View Article

Wayeyibamba ishisa uMandela

Lowo owayengumengameli wakuleli uNelson Mandela, nowahlukaniswa nomndeni wakhe cishe iminyaka engu-30 esejele, wabekezela ephila nenhliziyo ebuhlungu impilo yakhe yonke.

View Article

Abanye bayasaba njengoba engasekho uMandela

Abantu bezwe balalele uMengameli wezwe uJacob Zuma, edalula lezi zindaba ezibuhlungu zokudlula kwaleli qhawe elahlabana ngendondo iNobel Peace Price.

View Article


Ungu'Jesu' wesibili uMandela

Iqhawe uNelson Mandela wabe engu”Jesu” wesibili, sisho lokhu ngenxa yeziznto azenzele izwe, kusho omunye wabahlali bakuVilakazi Street, eSoweto.

View Article


Kugxekwe eyokulothiswa kwezidumbu

Imenenja kaMasipala waseMsunduzi uMxolisi Nkosi uyalele ukuba kwenziwe uphenyo olunzulu ngohlelo lokulothiswa kwezidumbu.

View Article

UStaggie uthi usebumnyameni ngoshwele wakhe

Lowo owayengumhloli weqembu lezigelekeqe uRashied Staggie ufonele unkosikazi wakhe efuna ukwazi ukuthi kungani ehanjiswa ejele lasePollsmoor.

View Article

Akumele simkhohlwe uMandela - Buthelezi

Umholi weNkatha Freedom Party, uMangosuthu Buthelezi, usecele abantu baseNingizimu Afrika ukuthi bagcine kahle lokho okwabe kulwelwa ngumholi okhotheme uNelson Mandela.

View Article

Aqalile amalungiselelo okuthunwa kukaTata

Buqalile ubutatata bokulungiselela ukuthunwa komholi owalwela inkululeko yabantu abamnyama baseNingizimu Afrika, uNelson Mandela, osekhotheme.

View Article


Sibungaza umuntu abenguye uMandela - SAHRC

Izimfundiso zomhloli uNelson Mandela ziyohlala njalo zifundisa izizukulwane ezizayo indlela, kusho abeSA Human Rights Commission, ngemuva kokudlula emhlabeni kweqhawe.

View Article

Umyeni kaHenning uvele enkantolo

Umyeni kaChannel Henning, uNico Henning, uvele eNkantolo yesiFunda yasePitoli ngecala lokumbulala, kusho amaphoyisa.

View Article


Usephumule umkhulu - Mandla Mandela

UMandla Mandela ongumzukulu kaNelson Mandela, uthi noma kubuhlungu ukushiywa ngumkhulu wakhe, kuyamkhulula ukwazi ukuthi leli qhawe lomzabalazo seliphumule.

View Article

Lunqunyiwe olokuthunwa kukaMandela

UMengameli uJacob Zuma umemezele ukuthi uzothunwa mhlaka-15 Disemba ubaba wesizwe uNelson Mandela, okhothamele ekhaya kwakhe.

View Article


Ubengumholi ohlabahlosile uMandela - UWC

Owabe engumengameli wezwe uNelson Mandela wabe engumengameli wezwe ohlabahlosile futhi okhathalele inkululeko nokuthuthukiswa kweNingizimu Afrika, kusho abase-UWC.

View Article

UMandela ulufezile ugqatso lwakhe

Ngemuva kokuthi esedlule emagqumeni amaningi, uMadiba ukhwele igquma lakhe lokugcina, eseneminyaka engu-95 ubudala. Uhambo lokugcina olunokuthula.

View Article

Akalale aphumule uMandela - ANCVL

Iqhawe lomzabalazo umholi uNelson Mandela, kumele alale aphumule ngokukhululeka ngoba ukwenze konke ekwakumele akwenzele umhlaba neNingizimu Afrika,

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>