Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live
↧

UButhelezi unqabe isimemo sikaMagwaza-Msibi

Umholi weNkatha Freedom Party uMangosuthu Buthelezi, uchayise umholi weNational Freedom Party uZanele kaMagwaza-Msibi, omcele ukuthi bahambele ehostela KwaMashu.

View Article


USgwili ucasulwe inkulumo yenyanga

Isihlabani somculo wokholo uS’gwili Richman Zuma, uthi uthukuthele kakhulu ngesikhathi inyanga ebikade ikhuluma emkhankasweni wokuqwashisa ngomdlavuza icwasa ama-albino.

View Article


Kuketulwe iMeya yaseNkandla

Amakhansela e-NFP ne-IFP asephinde avotela ukuthi kukhishwe esikhundleni iMeya kaMasipala waseNkandla uZandile Mcadi-Mpanza, ngenxa yokungamethembi ngokomsebenzi.

View Article

Zisinde ngokulambisa izithandani emlilweni

Ziphume ngesamagundane izithandani zaseThekwini ngesikhathi kuqubuka umlilo emzini wazo ose-Overport, kusho umbiko wakamuva.

View Article

Bekugcwele enkantolo kuvela abelokubulala owe-ANC

Amalungu e-ANC abegcwele ephuphuma eNkantolo yesiFunda eThekwini njengoba bekuvela abasolwa ababili ababhekene necala lokudubula babulale ikhansela leqembu.

View Article


Kuzovulwa isiteshi samaphoyisa eNyanga

Kuzovulwa isiteshi sesibili samaphoyisa eNyanga esikhathini esingesingakanani kule ndawo ehamba phambili ekubulaweni kwabantu esifundazweni iWestern Cape.

View Article

Kuxwayiswa ngemvula kuleli ngempelasonto

Kulindeleke izimvula ezinamandla ezingxenyeni zezwe kuleli ngempelasonto, ngakho abantu bayanxuswa ukuba baqaphele, kusho iSA Weather Service.

View Article

Livelile iphoyisa ngelokubulala eKZN

Iphoyisa laseKwaZulu-Natal kulindeleke ukuba livele enkantolo kulandela ukudubulana okwenzeka eCato Manor, nokwashiya owesifazane eshonile.

View Article


Posani manje izipho - Post Office

Njengoba sekusele amasonto angaphansi kwayisishiyagalolunye kuyiwe kukhisimisi, abakwaSA Post Office sebecele amakhasimende abo ukuthi asheshe apose kusanesikhathi.

View Article


Zimkhalele uShauwn Mpisane

Usomabhizinisi uShauwn Mpisane uvele kafishane ngaphambi kweNkantolo yeMantshi ePinetown, mayela nezinsolo ezithi uzame ukufumbathisa ufakazi.

View Article

I-SAHRC angeke isaphenya ngolwaseMarikana

ISA Human Rights Commission isiluyekile uphenyo ngokudutshulwa kwabavukuzi okwenzeka emayini iLonmin eMarikana, kusho usihlalo uLawrence Mushwana.

View Article

Zimkhalele ubaba obulale izingane

UZovela ngaphambi kwenkantolo maduze ubaba wezingane ezinhlanu ozame ukuzingqongqisa zonke ngomlilo kodwa kwashona ezimbili kuphela.

View Article

Bayangibheca - Mbalula

UNgqongqoshe woMnyango wezemiDlalo uFikile Mbalula useyiphikile imibiko yamaphephandaba ethi ukhulume wagxeka ukuziphatha kukaMengameli uJacob Zuma.

View Article


Uzoboshwa oqambe amanga wathi uthunjiwe

Indoda eyanyamalala ngaphambi kokuthi ivalelwe ngamaphoyisa ngemuva kokuqamba amanga ithi iduniwe yathunjwa, isitholakele kwesinye sezibhedlela eKapa.

View Article

Zilulaza i-ANC izixhwanguxhwangu - Netshitenzhe

Amalungu e-African National Congress ayizixhanguxhwangu futhi asebenzisa iqembu ukuzuza emabhizinisini, alulaza inhlangano, kusho uJoel Netshitenzhe.

View Article


UJoemat-Pettersson uthi uZuma ngubaba wesizwe

UMengameli uJacob Zuma uyindoda ejulile futhi ungubaba wesizwe, kusho uNgqongqoshe woMnyango wezeMvelo nezamaHlathi uTina Joemat-Pettersson.

View Article

Ingane ibelethelwe enkantolo

IMantshi ebekulindeleke iyokwethula isigwebo eNkantolo yaseKapa izothole ibhekane nomsebenzi wokubelethisa owesifazane osikwe engaphakathi enkantolo.

View Article


Kwebiwe imoto kaKhulubuse

Kwebiwe imoto kanokusho yomshana kaMengameli uJacob Zuma, noyisikhulu semayini i-Aurora, uKhulubuse Zuma, ngesikhathi ipakwe ngaphandle kwesitolo sakwaKFC, eMbilo.

View Article

Uzofela ejele obedlwengula indodakazi

Iyoze ifele ejele indoda elahlwe yicala lokudlwengula indodakazi yayo iminyaka emihlanu iphindelela, iNkantolo yesiFunda eMlazi igwebe lo baba udilikajele.

View Article

Uyaganga uMnyango wezeMpilo - DA

UMnyango wezeMpilo eGauteng uhluleke ngamaphesenti angu-60 ukuhlangabezana nokufeza izinto owabe uzithembise ukuthi uzozenza kulo nyaka wesabelo zimali.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>