Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live
↧

Kushone ohamba ngesithuthuthu ePMB

Kushone owesilisa ngesikhathi kudaleka ingozi ehluleka ukulawula isithuthuthu sakhe wase eshayisa isigxobo ezintathakusa, kusho umbiko wamaphoyisa.

View Article


Konke sekumi ngomumo ngo-matric - Motshekga

Zonke izifundazwe sezikulungele ukubhala izivivinyo zokuphela konyaka kukamatikuletsheni, kusho uNgqongqoshe wezeMfundo eyisiSekelo u-Angie Motshekga.

View Article


Kuboshwe abakhwabanisa eyempesheni

Abantu abayisishiyagalolunye bakhalelwe ngamasongo kaSigonyela kulandela izinsolo zokuthinteka ekukhwatshanisweni kwemali yempesheni elinganiselwa ku-R1.2 million.

View Article

Sehlile isibalo sabashonayo kuleli - Umbiko

Umbiko wakamuva okhishwe ngabakwaMedical Research Council, uthi sehlile isibalo sabantu abashonayo eNingizimu Afrika uma kuqhathaniswa nangaphambilini.

View Article

Lihlehlile elabadayisisa abanye ngomzimba

Icala labantu abayisihlanu abasolwa ngokuqhuba indawo yokudayisisa abantu ngomzimba eThekwini, nalapho kwahlengwa khona izingane ezincane, lizolalelwa ngonyaka ozayo.

View Article


I-MKMVA iyaqhubeka nokweseka uZuma

AboMkhonto weSizwe Military Veterans' Association, sebephinde bazwakalisa ukweseka kwabo uMengameli uJacob Zuma ukuthi aphinde futhi aphathe ihlandla lesibili.

View Article

Bavelile basolwa ngelokubulala abeNFP eKZN

Izelamani ezimbili ezisolwa ngokudubula zibulale ilungu leNational Freedom Party zivelile eNkantolo yeMantshi yaseMlazi, nokuyilapho zibhekene khona necala lokubulala.

View Article

Amaphoyisa kumele ahlale ephapheme - Mthethwa

Amaphoyisa kumele njalo ehlezi engaphambili ngokucabanga nangokwenza kunezigebengu, bazibambe ngaphambi kokuthi zenze ubugebengu, kusho umbiko.

View Article


Luhamba kahle olwamathoyilethe - SAHRC

Ikhomishana iSA Human Rights Commission ithi igculisekile ngomsebenzi wokuzama ukulungisa isimo sezindlu zangasese zaselokishini iRammolutsi, eFree State.

View Article


Kuzoshunqa uthuli i-ANC idlala ibhola

Osopolitiki kanjalo nezinsephe zebhola zakudala, bazoshikilisana enkundleni, njengengxenye yemigubho yekhulu leminyaka kwasungulwa iqembu elibusayo.

View Article

Kucutshungulwa umbiko ngoMalema

Amaphoyisa asacwaninga umbiko woMvikeli woMphakathi uThuli Madonsela, mayelana nomholi we-ANC Youth League owaxoshwa uJulius Malema

View Article

Abangu 9 baboshelwe ukubulala

Abantu abayisishiyagalolunye baboshiwe, mayelana nezinsolo ezithi bayathinteka ekubulaweni kwendoda ebulawe eMelmoth, kusho amaphoyisa KwaZulu-Natal.

View Article

Badube umsebenzi eLonmin

Kube nokuphazamiseka komsebenzi emayini ye-platinum iLonmin, eseMArikana, njengoba abanye abasebenzi bekhethe ukungalubhadi emsebenzini, kusho inkampani.

View Article


Kuboshwe owebe imoto yamaphoyisa

Kuboshwe indoda ngezinsolo zokuthi yebe iveni yamaphoyisa ebhaliwe esiteshini samaphoyisa esisePretoria West, kusho amaphoyisa aseGauteng.

View Article

Udilikajele kowabulala iphoyisa

Indoda eyabulala iphoyisa igwetshwe udilikajele esezikhindini eNkantolo eNkulu yaseThekwini, kusho umbiko wamaphoyisa aKwaZulu-Natal.

View Article


Isigwebo esinqala kwabadlwengula

Bagwetshwe kanzima abesilisa abane abadlwengula ngokuhlanganyela owesifazane, 40, beba nendandatho ayethenjiswe ngayo umshado, eNkantolo eNkulu yaseMgungundlovu.

View Article

OweCope uxolise ngesigameko sasendizeni

Ikomidi eliqondisa izigwegwe liyalele iLungu lePhalamende kuCongress of the People, uDirk Feldman, ukuba axolise ngesenzo sakhe esendizeni eya eNdiya, edle amponjwana.

View Article


Inkantolo ivune owaxoshwa eyothwasa

Ukungenelela kweNkantolo yokweDlulisa amaCala abaSebenzi kuholele ekutheni abuyiselwe emsebenzini owesifazane othi "ubehlushwa yidlozi".

View Article

Owe-NFP waxoshelwa ukudlwengula umfundi

Umholi weNational Freedom Party usolwa ngokubulala ilungu le-IFP ngaphandle kwenkantolo waxoshwa njengothishanhloko ngezinsolo zokudlwengula umfundi.

View Article

Umsebenzi udla imali mahhala - Umbiko

Umsebenzi wakuMasipala waseKurhuleni, usehole iminyaka eyisithupha egcwele ekubeni engenzi lutho ngisho oluncane lolu, kusho umbiko wabezindaba.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>