I-ANC izolwisana nokuvalwa kwezikole eW Cape
I-African National Congress eWestern Cape ithi izowuyisa enkantolo uMnyango wezeMfundo njengoba uthathe isinqumo sokuvala izikole ezingu-20.
View ArticleIsimi ku-R247m eyokulungiswa kweNkandla
Sekukhokhwe izigidi zemali zikhokhelwa izinkampani zamakheshi kanjalo namagilasi angadubuleki njengoba kulungiswa indlu kaMengameli Jacob Zuma, eNkandla.
View ArticleUvelile enkantolo osolwa ngokudlwengula
INkantolo eNkulu yaseWestern Cape ilalele ukuthi owesilisa waseKhayelitsha wazonela kanjani ngokuthembeka kwakhe njengoba esolwa ngokudlwengula izingane ezinhlanu.
View ArticleNgicela ukusebenzisa umuthi ejele - Gcabashe
Isigilamkhuba esinguSibusiso Gcabashe esasizenza umculi kaMaskandi uMgqumeni, sivelile ngaphambi kweNkantolo yeMantshi eMgungundlovu mayelana amaningi.
View ArticleElinye iphoyisa elidutshuliwe eKapa
Sekuphinde kwadutshulwa elinye futhi iphoyisa eKapa, lokhu kwenzeke kwesinye sezehlakalo eziyinsakavukela zokuhlasela eziqhubeka kuleli dolobha.
View ArticleZiqinile ezokuphepha kuvela abe-NFP
Ziqiniswe kakhulu ezokuphepha eNkantolo yesiFunda eThekwini njengoba kuzovela abasolwa emacaleni okubulala okuhlobene nezombusazwe.
View ArticleKuxwayisa iMpumalanga ngezimvula ezinkulu
Kuxwayiswe izakhamuzi zaseMpumalanga ngezimvula ezinamandla ezikhona njengamanje nekuthiwa zingase ziqhubeke kuze kushaye impelasonto, kusho uhulumeni.
View ArticleNgeke abangiswe uZille
Umholi weqembu eliphikisayo uHelen Zille, angeke asibange namuntu isikhundla sakhe uma sekuyiwa okhethweni lwezikhundla eqenjini iDemocratic Alliance.
View ArticleUZuma emhlanganweni wezomnotho kuleli
UMengameli Jacob Zuma uzohlangana nabaholi babasebenzi nabasebhizinisini ukuzobuyekeza inqubekelaphambili mayelana nezinkinga eziqhubekayo.
View ArticleBaphume ngesamagundane bebanjwa oqotsheni
Ziphele kabi izigameko ezehlukene ngesikhathi kusuka ingxabano phakathi kwezithandani, kwashona indoda eyodwa kwathi abanye bagcina esiteshini samaphoyisa benqunu eSoweto.
View ArticleUbe nodlame umbhikisho eBenoni
Uphenduke waba nodlame umbhikisho wabahlali baseBenoni obubanjwe ngaphandle kwezindlu zikamasipala, kukhalazelwa ukugqoza kwentuthuko.
View ArticleIziteleka zikhubaza imindeni - IFP
Iziteleka eziqhubeka ezimayini zinomthelela ongemuhle emindenini yabavukuzi abasesitelekeni, kuphefumula iqembu iNkatha Freedom Party (IFP).
View ArticleObunye ubufakazi kwelikaDewani
Kungenzeka ukuthi umshadikazi u-Anni Dewani, wadutshulwa ngumuntu owayehleli ngaphambili emotweni, esihlalweni sangakwesokunxele, kusho ubufakazi enkantolo
View ArticleUZuma akacacise ngeNkandla - DA
UMengameli uJacob Zuma kumele ukuthi aphendule yonke imibuzo equbukayo mayelana nokulungiswa momuzi wakhe oseNkandla, KwaZulu-Natal, kusho iDeomocratic Alliance.
View ArticleUMnyango ukhathazekile ngezimali zopheyo lwaseMarikana
UMnyango wezobuLungiswa uthi ukhathazekile ngemali esetshenziselwa ukuqhuba uphenyo ngalokho okwenzeka emayini iLonmin, eMarikana.
View ArticleBaningi abahamba ngamabhayisikili abashonayo - Umbiko
Njengoba kwanda abantu abahamba ngamabhayisikili emgwaqeni, kanjalo nokushona kwabo nakho kuyanda, kusho abakwa-Automobile Association.
View ArticleAngeke sidalule isibalo samalungu - DA
IDemocratic Alliance ithe angeke ize isho ukuthi mangakanani amalungu enawo emagatsheni, njengoba kuyiwa okhethweni lwezikhundla.
View ArticleLisesimweni esibucayi iphoyisa elidutshuliwe
Kugqigqa iziboni ephoyiseni laseKapa elidutshuliwe njengoba kuthiwa lisegumbini labagula kakhulu, ngemuva kokudutshulwa esiswini, ngokusho kombiko.
View ArticleUsosizini osekhulile ongaqedi ukopha
Akasazi ukuthi athatheni ahlanganise nani umama uZweni Ndlovu, 57, obhekene nenkilayitheka yokopha angaqedi, ekubeni ebesehlale iminyaka engayi ezinsukwini zakhe.
View ArticleUphekwe ngobhojwana uPhiyega
UKhomishana wamaPhoyisa kuzwelonke uRiah Phiyega uphekwe ngobhojwana okokuqala ngqa ePhalamende, ngesikhathi ephendula ngokusetshenziswa kwezimali.
View Article