I-EFF isibhaliswe ngokugcwele - Malema
I-Economic Freedom Fighters isibhaliswe ngokuphelele njengeqmbu lezombusazwe ne-Independent Electoral Commission.
View ArticleUmlilo ucekele phansi imijondolo eGoli
Kucekeleke phansi imijondolo engu-40 ngesikhathi ithungeleka ngomlilo eRugby Club, eRoodepoort, kusho ithimba lezinhlekelele eGoli.
View ArticleKusabanjwe ongezansi ngengozi yaseKZN
Amaqembu ezombusazwe athi ashaqekile futhi ajabhile ngokushona kwabantu abangu-27 engozini yomgwaqo eyenzeke kuField's Hill, ePinetown, KwaZulu-Natal.
View ArticleUmphakathi ubulale obesolwa ngokugqekeza
Isixuku ebesivutha singabaselwe eSoweto sishaye owesilisa obesolwa ngokugqekeza waze washona, kusho amaphoyisa.
View ArticleUboshiwe umshayeli weloli edale ingozi
Umshayeli weloli eshayise amatekisi amane nemoto encane kuField's Hill, ePinetown, ulale esitokisini, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal.
View ArticleHloniphani iziguli - Madonsela
UMvikeli woMphakathi uThuli Madonsela usecele abasebenzi bezempilo eFree State ukuthi baphathe kahle iziguli uma zihambele ezibhedlela nasemitholampilo.
View ArticleIzinguquko ngabalinde ukuthethwa kwamacala
Iziboshwa ezisalinde ukuquliswa amacala azo sezizogqoka imifaniswano yasejele ukuze kwehliswe isibalo seziboshwa ezeqayo.
View ArticleICosatu income isinqumo esenziwe yiWits
Siyancomeka isenzo se-University of Witwatersrand sokusukumela ukuxhashazwa kwabesifazane ngokocansi, kusho iCongress of SA Trade Unions.
View ArticleINehawu ithi siphelile isiteleka e-WSU
INational Education, Health and allied Workers' Union (Nehawu) isimemezele ukuthi isiteleka esaphazamisa ukufunda nokufungisa eWalter Sisulu University sesiphelile.
View ArticleIzintombi zihlaba eyezinye izinhlanga
Iqembu lezintombi zakwaZulu elaliseMkhosini woMhlanga ngeledlule zigxeke umqondo wokwenza lo mcimbi uvuleleke kuzo zonke izizwe, bathi lokhu ngeke kunambithisiseke.
View ArticleI-DA ithi awavalwe amaloli kuField's Hill
I-DA isinxuse uNgqongqoshe wezokuThutha KwaZulu-Natal, uWillies Mchunu, ukuba avale amaloli angawusebenzisi uField's Hill, lapho kwenzeke khona ingozi enyantisa igazi.
View ArticleUMnyango uyagxambukela - Mpofu
UMnyango wezobuLungiswa awunalo ilungelo lokuphazamisa ukusebenza kwekhomishana yophenyo kaFarlam, kutshelwe ikhomishana.
View ArticleKuboshwe omunye ngomkhonyovu wocansi
Umlisa waKwaZulu-Natal okungenzeka ukuba uyathinteka ekusatshalalisweni kwezithombe zezingane ezinqunu uboshiwe, kusho umbiko.
View ArticleSelubekiwe olokuqulwa kwelikaBooysen
Owesilisa osolwa ngokudlwengula abulale u-Anene Booysen uselungele ukuqulwa kwecala lakhe ngenyanga ezayo, kusho uMengameli wamaJaji eNkantolo eNkulu yaseWestern Cape.
View ArticleUyavela umshayeli engozini yasePinetown
Uyavela eNkantolo yeMantshi yasePinetown umshayeli weloli okusolakala ukuthi yagibela phezu kwamatekisi amane nemoto encane, kwashona abantu abangu-22.
View ArticleKuyaqhubeka ukuthungathwa kukaShaskia
Kuboshwe amadoda amabili mayelana nokunyamalala kwengane yentombazane eneminyaka emine ubudala, uShaskia Michaels, waseTafelsig, eWestern Cape, kusho amaphoyisa.
View ArticleUmkhulu ecaleni lokudlwengula umzukulu
Owesilisa, 65, uthelekelwe ezikadalawane eZola, eSoweto, mayelana nezinsolo zokudlwengula umzukulu wakhe oneminyaka emine ubudala, kusho amaphoyisa aseSoweto.
View ArticleKushiswe isiteshi somsakazo eSasolburg
Isiteshi somsakazo esisebenzela umphakathi eSasolburg, iKarabo FM, singqongqiswe ngomlilo esehlakalweni okusolakala ukuthi ngesamabomu, kusho uSihlalo webhodi.
View ArticleLiphelile elephoyisa eladelelwa - Umbiko
Sekufinyelelwe esivumelwaneni ngecala elimayelana nokusebenzisa amagama elumelayo, ekuthiwa asetshenziswa yiphoyisa elisesikhundleni esiphezulu, liwasebenzisa kuzakwabo.
View ArticleUqashelwe 'umzanyana' uJuju
UJulius Malema useqashelwe umuntu ozomgada ngenhloso yokuqinisekisa ukuthi akaqhubi ukwedelela aziwa ngakho phambilini, bese ekwenza eqenjini elisha i-EFF.
View Article