Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live
↧

UZille uthi akuphumele obala uZuma

Umholi weDemocratic Aliance uHelen Zille usebize uMengameli wezwe uJacob Zuma wathi akuphumele eshashalazini naye, bakhulume ngesimo somnotho wezwe.

View Article


'Amakhondomu ngeke agqugquzele ucansi ezikoleni'

Ukuhlinzeka ngamakhondomu ezikoleni ngeke kukhuphule izinga lokuthi abafundi bazibandakanye ocansini, kusho i-Equal Education (EE) ne-Treatment Action Campaign (TAC).

View Article


Makuqedwe ngamathenda kowezempilo - Motsoaledi

Kumele ehliswe amathenda njengoba ecekela phansi uhlelo lokusebenza kwezempilo, kusho uNgqongqoshe wezeMpilo u-Aaron Motsoaledi, ngokusho kombiko.

View Article

Basashaqekile ngesaseNtuzuma

Akekho obelindele ukuthi kungase kuphume isidumbu eNkantolo yeMantshi yaseNtuzuma njengoba isimo sishube kwagcinwa ngokubulawa kwelungu le-IFP.

View Article

Ubhekene nelokufa komuntu umshayeli ona-18

Umshayeli oneminyaka engu-18 ubudala, ubhekene necala lokubulala ngokungenhloso kulandela ukushayisa ngemoto abulale uWandile Mbokazi, 13.

View Article


Kuthungathwa isalukazi esidukile ePMB

Amaphoyisa aphansi phezulu athungatha owesifazane osekhulile oneminyaka engu-77 ubudala waseMaqongqo noseduke amasonto cishe amabili.

View Article

Kwachitheka igazi kuthathwa umhlaba - Malema

Umholi we-ANC Youth League owaxoshwa uJulius Malema uthi abamhlophe bachitha igazi babulala abantu ngesikhathi bedla umhlaba, ekumanje kumele ubuyele kubanikazi bawo.

View Article

Lihoxisiwe elokudlwengulwa kwesalukazi, 94

Ligcine ngokuhoxiswa icala ebelibekwe owesilisa nowayesolwa ngokudlwengula isalukazi, 94, sasoZwathini, eNkantolo yeMantshi yaseNew Hanover.

View Article


Kuboshwe odlwengule isalukazi, 91, eKZN

Ukusebenzisana kwamaphoyisa nomphakathi kuholele ekuboshweni kwendoda mayelana nokudlwengulwa kwesalukazi, 91, eHayfields, eMgungundlovu.

View Article


Kuzoteleka abakamasipala eKZN

Izinkulungwane zabasebenzi bakamasipala KwaZulu-Natal kulindeleke ukuba babeke phansi amathuluzi ezikhathini esingangesonto kusuka manje.

View Article

Uzodla izigidi uMpisane

Phezu kwamacala abhekene nawo okudoja intela, usomabhizinisi waseThekwini uShauwn Mpisane usemgqeni wokuthola ithenda yezigidi ezokhishwa nguMasipala waseThekwini.

View Article

Uyavela obulale umuntu enkantolo

Iyavela ngaphambi kweNkantolo yeMantshi eNtuzuma indoda esolwa ngokudubula ibulale ilungu leNkatha Freedom Party, okwenzeke emini kubuka abantu kanjalo namaphoyisa.

View Article

Buchithiwe ubufakazi bukaJub Jub

Ukulandisa komculi uMolemo "Jub Jub" Maarohanye ngokuthi kwenzekani ngosuku lwengozi eyashiya abafundi abane beshonile, kuchithiwe yiNkantolo yeMantshi yaseProtea.

View Article


Uthokale enamacala uJub Jub

INkantolo yeMantshi eProtea, ithole umculi uMolemo "Jub Jub" Maarohanye nomngani wakhe uThemba Tshabalala, benamacala amane okubulala kanye namabili okuzama ukubulala.

View Article

Bangu-455 obhejane ababulewe kuleli

Limi ku-445 inani lobhejane abazingelwa ngokungemthetho babulawa kuleli kulo nyaka uwodwa, kusho uMnyango wezeMvelo.

View Article


Kuzovalwa izikole eW Cape

Zingamashumi amabili izikole ezizovala thaqa ekupheleni konyaka esifundazweni iWestern Cape, kusho uNgqongqoshe woMnyango wezeMfundo uDonald Grant.

View Article

UJub Jub uzolala ebaliwe

Imindeni ezingane yezine ezabulawa ngumculi uMolemo "Jub Jub" Maarohanye noThemba Tshabalala awukwazanga ukubamba izinyembezi ngesikhathi abasolwa begojelwa yicala.

View Article


Ningadakwa wumbuso - Malema

Umholi we-African National Congress Youth League owaxoshwa uyale amalungu esigungu esimele abafundi e-University of Limpopo ukuba singaphili impilo kanokusho.

View Article

UCwele ubhekwe yisambane

Lowo owalahlwa ngamacala okushushumbisa nokudayisa izidakamizwa, nogweba ejele, uSheryl Cwele angase avinjelwe ukuba aphinde asebenze njengonesi yiSA Nursing Council.

View Article

Uhulumeni usazongenelela eLimpopo - Gordhan

UNgqongqoshe woMnyango wezeziMali uPravin Gordhan uthi kusasekuseni kakhulu ukuthi uhulumeni angama ukufaka unyawo odabeni lwezimali zasesifundazweni iLimpopo.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>