Kuboshwe isikhulu samaphoyisa eLimpopo
Uphiko loKlebe lubophe umkhuzi wamaphoyisa osebenza ophikweni olulwisana nokwebiwa kwemfuyo eMaake, ngokutholakala nezibhamu ezingekho emthethweni.
View Article'Abazali kumele bafundiswe ngokukhulisa abantwana'
Ukukhulisa abantwana kuyikhono kanti abantu kumele bafundiswe ukuthi kwenziwa kanjani, njengoba kugcwele omama nobaba abasebencane, kusho abaMnyango wezeNhlalakahle.
View ArticleAkasakhulumi kakhulu uMandela - Indodakazi
Owabe enguMengameli wezwe uNelson Mandela, isikhathi esiningi useyathula angakhulumi kakhulu, nokho uyakhombisa ukuthi uyezwa futhi uyaphila.
View ArticleInkantolo ivune ibhange kolokucwasa
INkantolo eNkulu ePitoli isikhiphe isinqumo esivuna ibhange iFirst National Bank ngemuva kokuthi ungcweti kwezezikweletu zezindlu afaka isikhalazo sokucwasa ngokwebala.
View ArticleKushone elinye isosha kwayetshalwe eCAR
Selinyuke lafinyelela ku-15 inani lamasosha akuleli ashona ngesikhathi ehlaselwa yizihonga eCentral African Republic, kusho iSA National Defence Force.
View ArticleUhulumeni waseGauteng uzohambela eKleinfontein
Ikomidi lezokuphepha komphakathi eGauteng, lizohlangana nomphakathi ongamaBhunu, ohlala endaweni yawo wodwa eKleinfontein, ngaphandle kwaseRayton, ePitoli.
View ArticleUMnyango uthi alibulali ibala ezinganeni
UMnyango wezeMpilo esifundazweni sase-Eastern Cape, usuxwayise omama bezingane ngabelaphi bendabuko abathembisa ukukwelapha izingane bavimbe umkhangu.
View ArticleKuboshwe umshushisi ngelokudlwengula
Zibhajwe kweziwudlayo ngesikhathi umshushisi ekhalelwa ngamasongo kaSigonyela ngezinsolo zokudlwengula owesifazane eDundee, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal.
View ArticleKutholakale usana lwesithathu endaweni eyodwa
Kuphinde kwatholakala usana luntshingwe esigangeni eKapa, nokungolwesithathu eminyakeni emithathu, kusho umbiko wakamuva.
View ArticleUkuphela kukagesi kukhiphe isidumbu
Ugcine ngokushona umfanyana, 1, ngemuva kokuma kokusebenza komshini we-oxygen abexhunywe kuwona ekhaya lakhe, ngemuva kokuphela kukagesi kungazelele muntu.
View ArticleUzoqhubeka nomsebenzi uVavi - Cosatu
UNobhala Jikelele womfelandawonye wezinyunyana zabasebenzi iCosatu, uZwelinzima Vavi, usazoqhubeka nesikhundla sakhe, kusho inyunyana ngoLwesithathu.
View ArticleKuzolekelelwa abafuna ukubuyiselwa umhlaba
Isizwe samaZulu salwa, abanye beshona belwela umhlaba wabo owase udliwe, isikhwama iNgonyama Trust sizoqinisekisa ukuthi selekelela abantu ekumele babuyiselwe umhlaba.
View ArticleUyavela ubaba obhonye usana lunqaba ijusi
Owesilisa kulindeleke avele eNkantolo yeMantshi yaseKimberley ngezinsolo zokushaya abulale usana lwakhe olunezinyanga eziyishumi ubudala, kusho amaphoyisa.
View Article'Ukugcwala kwamajele kusho ukusebenza kwe-NPA'
Ukuma matasa kwezinkantolo nokugcwala ngokweqile kwamajele kuyizinkomba zokuthi iNPA yenza umsebenzi oncomekayo, kusho uNgqongqoshe wezobuLungiswa uJeff Radebe.
View ArticleUyaphosisa uMokonyane - DA
Senyukile isibalo sabantu abangasebenzi esifundazweni saseGauteng, kusukela uNdunankulu uNomvula Mokonyane, athatha izintambo, kusho iDemocratric Alliance.
View ArticleUshonile odutshulwe ngamaphoyisa mbumbulu
Idutshulwe yashona indoda yakwaKwaaiman, ehlaselwe isemzini wayo, ihlaselwa ngamaphoyisa mbumbulu, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape
View ArticleZimkhalele owebe i-Airtime ka-R5m
Uzolala ebaliwe umlisa mumbe oneminyaka engu-34, ubudala, nozalwa eLatvia, osolwa ngokuqola inkampani yakwa-MTN, i-airtime ka-R5 million, kusho uphiko loKlebe.
View ArticleUnqatshelwe ibheyili owabulalisa unkosikazi
Isifundiswa sasePitoli esaqasha umsebenzi wasengadini ukuba abulale lowo owayengunkosikazi waso sinqatshelwe ibheyili njengoba silinde imiphumela yokuphikiswa kwesigwebo.
View ArticleBuyehla ubulungu be-ANC e-E Cape - Umbiko
I- African National Congress e-Eastern Cape isilahlekelwe ngamalungu angu-28 000 ezinyangeni ezingu-11, kusho umbiko.
View ArticleKuzohlasela izimvula eW Cape
AbeNSRI bacele labo abahamba ngezikebhe, abadobi kanye nabanye abathanda imidlalo yasemanzini ukuba baqaphele ngaphambi kokungena olwandle kulezi zinsuku.
View Article