Zinyuka ngesivinini izingozi kuleli - AA
Kuncane kakhulu osekwenziwe mayelana nemizamo yokunciphisa izinga labantu abashonela emigwaqeni yakuleli, kusho i-Automobile Association (AA).
View ArticleBahlukene phakathi ngokuhlanganiswa komasipala
Ihlukene phakathi imiphakathi ngodaba lokufakwa komasipala abathathu baseGauteng, ngaphansi kukamasipala owodwa.
View ArticleAzoqala ama-etolls
Uhlelo lokukhokhelwa kwemigwaqo emikhulu yaseGauteng, nolwaziwa ngele-etolling, luzoqala ezinyangeni ezimbili ezizayo, kusho abeSA National Roads Agency Limited.
View ArticleKudingeka amaphoyisa azimisele
INingizimu Afrika idinga amaphoyisa azinikele ngokuphelele emsebenzini wawo, nasekugcineni uMthethosisekelo namaLungelo aBantu, kusho uKhomishana wamaPhoyisa aseGauteng.
View ArticleKugwazwe kwabulawa umfana e-East London
Umfana oneminyaka engu-19 ubudala, ugwazwe wabulawa emgwaqeni uHill Street, e-East London, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape.
View ArticleSiyaqhubeka isiteleka seSadtu
Inyunyana yothisha iSadtu yanelisekile ngokuziphatha kwamalungu ayo njengoba kuqhubeka isiteleka sokuhudulwa kwezinyawo, kusho umkhulumeli wenyunyana uNomusa Cembi.
View ArticleI-ANC igxeke ukuhlaselwa kukaDali Mpofu
Ummeli uDali Mpofu usesimweni esibucayi kepha esigculisayo esibhedlela kulandela ukugwazwa aphangwe ebhishi elise-East London, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape.
View ArticleULanga ululama kahle esibhedlela
Lowo owayengumengali wamajaji kuleli uPius Langa ululama kahle kakhulu esibhedlela kanti uthe ukuyekwa ukuze aphumule, kusho umfowabo uMandla Langa.
View ArticleKugaselwe ebhilidini lothi unomkhulisanduku
Amadoda amabili abemukelisa abantu abadlulayo ngamaphepha asiza kwezomkhulisanduku, asize amaphoyisa ngomkhondo wehhovisi ekugilwa kulo lo mkhuba.
View ArticleKuhlaselwe imeya yaseKZN
Iphume ingenamiyocu imeya kuMasipala waseMbabazane, KwaZulu-Natal, ngesikhathi kudutshulwa imoto yayo ngaphandle komuzi wayo e-Estcourt.
View ArticleUButhelezi uzohambela umngcwabo kaThatcher
Umengameli weNkatha Freedom Party uDkt Mangosuthu Buthelezi uzobe eyingxenye yabantu abangu-2 000 abazohambela umngcwabo kaMargaret Thatcher, eLondon.
View ArticleUthi uhlaselwe ngoba eyisitabane
Ibhungu laseKapa lithi lihlaselwe lashaywa kwancintika indlebe yalo yangakwesokudla, ngenxa yokuthi liphumele eshashalazini liphila impilo yobutabane.
View ArticleKuphume isidumbu kubangwa imali yerenti
Kugwazwe kwabulawa isitshudeni sase-Eastern Cape yilowo obehlala naso endlini ngesikhathi kusuka ingxabano mayelana nemali yerenti, ngokusho kombiko.
View ArticleKubulawe abasolwa enkantolo eKapa
Kuquthuzwe kwalahlwa phansi ngenhlamvu abasolwa ababili kwathi omunye walimala ngaphandle kweNkantolo yeMantshi yase-Atlantis , eKapa, ngesikhathi inkantolo isekhefini.
View ArticleAngifune mali kamkhulu - Mandla Mandela
UMandla Mandela ongumzukulu waloyo owaba nguMengameli wokuqala wentando yeningi uNelson Mandela, uthi uzoyisa izihlobo zakhe (okungamadodakazi kaMadiba) enkantolo.
View ArticleUvume icala lokubulala iphoyisa
Owesilisa ugcine egongulukile wavuma icala lokubulala iphoyisa laseKapa ayesola ukuthi lithandana nonkosikazi wakhe, ngokusho kombiko.
View ArticleUndunankulu uxwayisa ngomalugaju
UNdunankulu waseGauteng unokwesabela ukuthi kunomalugaju ozicanaselayo eMabopane, enyakatho nePitoli, kulandela ukubulawa kwezaguga ezintathu ngendlela ebonakala ifana.
View ArticleUdephule ingane ngamazinyo ogulayo
Isiphithithiphi nomoya ongemuhle yiwo osale ufukamele indlu yomthandazi ngesikhathi kungena umuntu ogula ngekhanda efika eluma edephula ingane.
View ArticleKuchayiswe izikole zaseKZN
Izikole zamabanga aphakeme KwaZulu-Natal sezichayiswe nguMnyango wezeMfundo ngokushintshisa kwazo abafundi abenza i-maths benziswa i-maths literacy.
View ArticleUyaphila umfundi ekwathiwa ushonile
Kuphele izinyanga eziyisithupha uJacob Moholoholo, 42, engazi noma iyaphila noma seyashona indodana yakhe eneminyaka engu-21 ubudala, ebinyamalele.
View Article