Umfundisi kwelokudlwengula umshana wakhe
Ubaba wentombazane eneminyaka engu-14 ubudala eyadlwengulwa iphendelelwa ngumalume wayo, ongumfundisi, uzokwenza konke okusemandleni ukubona ubulungiswa benzeka.
View ArticleKhulumani iqiniso ngoHani - Nzimande
Laba ababulala isishoshovu sezombusazwe uChris Hani, kumele bakhulume iqiniso basho ukuthi ngobani abanye abathintekayo kulolu daba.
View ArticleKukhahlelwe kwabulawa usana oluzelwe
Usana olusanda kuzalwa lukhahlelwe lwabulawa endaweni yaseMqanduli, ngaseMthatha, kusho amaphoyisa esifundazweni sase-Eastern Cape,
View Article'Ngiyamzonda ubaba ngokungidlwengula'
“Ngiyamzonda futhi ngeke aphinde angibone,” lawa ngamagama abhalwe yintombzane eneminyaka engu-13 ubudala yaseMgungundlovu eyadlwengulwa ngubaba wayo oyizalayo.
View ArticleBakhunyiswe usawoti begqekezelwa
Amantombazane amane asafunda isikole asendaweni yase-Elliotdale, aphoqwe ngabagqekezi abakade bewakhombe ngesibhamu, bethi awakhume usawoti.
View ArticleBahlela ukulivuma icala lokuzingela obhejane
Amadoda amabili abhekene necala lokuzingela obhejane, ahlela ukulivuma icala uma esebuyela ngaphambi kwenkantolo eKwaZulu-Natal, kusho abeZemvelo KZN Wildlife
View ArticleKulimale izingane ezingu-29 engozini yomgwaqo
Izingane ezingu-29 zilimalile ngesikhathi kwehla ingozi emgwaqeni uWilliam Nicol Drive eDiepsloot, kuginqika imoto ebezithwele, kusho abahambisa usizo lokuqala.
View ArticleWashonela into ayekholelwa kuyo uHani - DA
Umholi weSA Communist Party obekhunjulwa, uChris Hani, washonela imigomo ayekholelwa kuyo, kusho iqembu eliphikisayo iDemocratic Alliance.
View ArticleUzovela enkantolo osolwa kwelikaSindane
Indoda, 58, esolwa ngokubulala uHappy Sindane kulindeleke ukuthi ivele eNkantolo yeMantshi yaKwaMhlanga, nalapho kubhekwe khona ukuthi ifake isicelo sebheyili.
View ArticleWazidonsela amanzi ngomsele uProfessor
Umculi we-kwaito osho kuhlanye abaningi uzojeza ngesenzo sakhe sokugqoka umfaniswano wamaphoyisa kaMasipala weTheku ngesikhathi kunomcimbi, kusho i-NPA.
View ArticleUmholi wentsha usolwa ngokudlwengula ebandleni
Umholi wentsha ebandleni uvele enkantolo ngezinsolo zokudlwengula intombazane, 13, ngemuva kokuthi aholela ingane le ophathe kanti uzoyinukubeza.
View ArticleUngeniswe esibhedlela uPius Langa
Lowo owayengumengameli wamajaji kuleli uPius Langa wangeniswa esibhedlela esiseThekwini ngesonto eledlule, kusho umbiko wakamuva.
View ArticleUmdlwenguli ulahlwe ngamacala angu-43
Bajabule kwangathi umshado ngesikhathi kugwetshwa usomatekisi uVuledzani Ramulifho, eNkantolo yeMantshi yasePalmridge, kusho umbiko.
View Article'Siphelile isikhathi sokusolwa kobandlululo'
Ziyajabhisa izinkulumo zikaMengameli uJacob Zuma, uma ethi angeke iNingizmu Afrika iyeke ukusola isikhathi sikahulumeni wobandlululo, kusho isikhungo..
View ArticleZibhuqwa yindlala iziguli ezibhedlela eFree State
Zibhuqwa yindlala iziguli ezilaliswe kwezinye zezibhedlela esifundazweni saseFree State, ngemuva kokuthi izinkampani ezihlinzeka ngokudla zimile ukusebenza zithi zikweletwa izigidi.
View ArticleKusukunyelwe eyobugebengu eThekwini
Izinhlangano eziqapha udweshu emphakathini ePinetown, Kloof naseHillcrest zithi sezizoke zilale ubuthongo kulandela ukutshalwa kwamaphoyisa ayisipesheli.
View ArticleKuqubuke umbhikisho eFreedom Park
Izakhamuzi zaseFreedom Park ngase-Eldorado Park zivuke umbhejazane zayigxoba emgwaqeni, kusho amaphoyisa kaMasipala waseGoli.
View ArticleZiyaphazamisa izinkundla zokuxhumana - Pistorius
Umndeni ka-Oscar Pistorius, uthi awuphathekile kahle ngendlela abantu abasezinkundleni zokuxhumana abakhuluma ngayo ngempilo kaPistorius noReeva Steenkamp.
View ArticleAkukho kuklwebhana ngeyobandlululo - Zuma
Akukho ukushayisana phakathi kwalokho okushiwo nguMengameli Jacob Zuma noNgqongqoshe eHhovisi likaMengameli uTrevor Manuel ngomthelela kahulumeni wobandlululo kuleli.
View ArticleIlahlekelwe ubuyona iNingizimu Afrika - Tutu
Umhlaba wonke wawujabule ngesikhathi izwe lithola inkululeko, sasithandazela ukuthi loyo naloyo muntu azizwe emukelekile, kusho u-Archbishop Emeritus Desmond Tutu
View Article