Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live
↧

Limgojele icala uBryce Moon

Lowo owake wagijima kuBafana Bafana, uBryce Moon, utholwe enecala lokubulala ngokungenhloso yiNkantolo yeMansthi yeRandburg.

View Article


Amaphoyisa awasiwo umthetho - Mthethwa

Amaphoyisa kumele azazi ukuthi ayizingqapheli zomthetho, awasiwo umthetho wona uqobo, kusho uNgqonqgoshe woMnyango wamaPhoyisa uNathi Mthethwa.

View Article


Kushone abathathu kudutshulwa emholweni

Onogada ababili kanye nomuntu ohola impesheni, bashonile ngesikhathi kubanjwa inkunzi endaweni ekuholelwa kuyo impesheni eLindelani.

View Article

Akweleta izindodla amakhansela aseKZN

Amakhansela aKwaZulu-Natal akweleta umasipala imali yentela eyevile ku-R1.7 million, kusho umbiko weqembu eliphikisayo iDemocratic Alliance,

View Article

I-ANC ifisile uZuma usuku lokuzalwa oluhle

I-ANC ikanye neCongress of SA Trade Unions, ihambise izilokotho ezinhle kuMengameli uJacob Zuma, njengoba eqeda iminyaka engu-7, edla anhlamvana.

View Article


Kubulawe isalukazi nomzukulu e-E Cape

Kuboshwe owesilisa ngokudlwengula abulale isalukazi waphinde wagwaza wabulala umzukulu waso, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape.

View Article

Kushone 3 engozini eMpumalanga

Kushone abantu abathathu engozini eyehle eTonga, eMpumalanga, ngesikhathi imoto yabo ishayisa isigxobo, kusho umbiko wabezimo eziphuthumayo.

View Article

Ugwetshiwe owabulala iphoyisa eKapa

Owesilisa waseKapa ugwetshwe iminyaka engu-15 yiNkantolo eNkulu yaseWestern Cape ngokugwaza iphoyisa elingumakhelwane wakhe lashona.

View Article


Kudutshulwe abasolwa eKZN

Kudutshulwe kwalinyazwa abasolwa ababili abebesolwa ngokuduna imoto ehostela KwaMashu, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal.

View Article


Kwatholakala igazi endlini kaNtshongwana

Kwatholakala igazi egumbini lokugezela likalowo owayedlalela amaBlue Bulls uPhindile Joseph Ntshongwana, kulandisa uchwepheshe kwezokuhlolwa kwendawo yesigameko.

View Article

Uhulumeni uphika izinsolo ngoMathale

Uhulumeni wasaLimpopo uyichithile imibiko ebithi uNdunankulu uCassel Mathale uvimbe ukuba kwenziwe uphenyo ngezikhulu eziphezulu ngoba ezama ukuzivikela.

View Article

Kulimale 16 engozini eThekwini

Kulimale abagibeli abangu-16 ngesikhathi itekisi abebehamba ngayo igingqika emgwaqeni uM4 South, eThekwini, kusho abezimo eziphuthumayo.

View Article

Kulimale 2 wakuleli eMelika

Kulimale abasubathi ababili baseNingizimu Afrika ngesikhathi kuqhuma iziqhumane ebezitshalwe lapho bekuqhubeka khona iBoston Marathon eMelika.

View Article


Kushone 3 wezingane kusha umjondolo

Kushone izingane ezintathu ngesikhathi kusha umjondolo eGermiston, empumalanga neGoli, kusho abezimo eziphuthumayo eKurhuleni.

View Article

Lixoshiwe iphoyisa 'elaziba' icala

Ukaputeni wamaphoyisa usexoshiwe ngokwehluleka ukuthathela izinyathelo iphoyisa eliyirizevu elisolwa ngokudlwengula, kusho amaphoyisa aseWestern Cape.

View Article


Asenkingeni amaphoyisa kwelika-Oscar

Amaphoyisa ashaqe omakhalekhukhwini emaphoyiseni asebenza ngecala lokubulala elibhekene no-Oscar Pistorius ngesikhathi kuvela ukuthi bathatha izithombe bembopha.

View Article

Babuyiselwe emsebenzini ojele bemiyeko

UMnyango wezokuHlunyeleliswa kweziMilo usukhethe ukungasiphikisi isinqumo seNkantolo eNkulu yokuDluliselwa kwamaCala esiqinisekisa ukubuyiselwa kojele emsebenzini.

View Article


Kutholakale isalukazi sibulewe e-E Cape

Kuphinde kwatholakala isalukazi sishonile emzini waso oseCofimvaba, ngaseQueenstown, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape.

View Article

Uyavela umsolwa kwelikaGasa

Owesilisa oneminyaka engu-25 ubudala osolwa ngokubulala usomabhizinisi waseThekwini, uNhlanhla Gasa, kulindeleke ukuba avele eNkantolo yeMantshi yaseThekwini.

View Article

Owesifazane ugetshengwe 'yimpumputhe'

Owesifazane waseGoli ubanjwe inkunzi ngomunye wesifazane obezenza impumputhe, ehamba nabangani, kusho amaphoyisa aseGauteng.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live