Umshayeli weloli owabandakanyeka engozini eyenzeka eBronkhorstspruit eyadlula nezingane ezigu-18 uzobekwa endaweni yakhe yokugcina.
↧
News24.com | Uzofihlwa ngoMgqibelo owabandakanyeka kweyadlula nezingane eBronkhorstspruit
↧
News24.com | Kunxuswa abashayeli bashayele ngokucophelela kule mpelasonto ende
ISekela likaNgqongqoshe wezokuThutha, uSindisiwe Chikunga, unxuse abashayeli ukuba bathobele imithetho yemigwaqo baphinde behlise nesivinini kule mpelasonto ende.
↧
↧
News24.com | Ifile imvubu eshayiswe yiQuantum eLimpopo
Ifile imvubu eshayiswe yitekisi, iQuantum ngaku-R510 Lephalale nakuStockport Road, eLimpopo namuhla ekuseni.
↧
News24.com | Kugingqike iveni ebelithwele abangu-14 ePitoli
Kubikwa ukuthi asesimweni esibucayi amanye amadoda abeyingxenye yalawo angu-14 agingqike neveni ebiliwathwele eya emsebenzini.
↧
News24.com | Kudutshulwe kwabulawa indoda izifundela iphephandaba eThekwini
Amaphoyisa aKwaZulu-Natal aphenya isigameko sokubulala ngemuva kokudutshulwe kubulawa indoda okubonakala sengathi idutshulwe yinkabi eSipingo namuhla ekuseni.
↧
↧
News24.com | UZuma namaGupta baphambili “ohlwini lwabazobulawa”
UMengameli Jacob Zuma kanye namalungu omndeni wakwaGupta baphambili ohlwini lwezikhulu ezisohlwini okusolwa ukuthi ngelokubulawa kwalabo abasondelene nokulawulwa kombuso.
↧
News24.com | Isesimeni esibucayi ingane etholwe igwiliza epool yakubo
Isesimeni esibucayi ingane eneminyaka emibili ubudala esibhedlela esiseThekwini ngemuva kwesigameko sokugwiliza kubo eDevon Grove Bluff.
↧
News24.com | UZuma uzokwethula inkulumo eralini yoSuku lwabasebenzi
UKhongolose usuqinisekise ukuthi uMengameli Jacob Zuma nguye ozobe ethula inkulumo yerali yeWorkers Day eBloemfontein nakuba izinyunyana zingahambisani nalokho.
↧
News24.com | Kudunwe itekisi, kwabanjwa abagibeli inkunzi eThekwini
Kudunwe itekisi eyayibheke eChartsworth KwaZulu-Natal ekhoneni likaHans Dett noRichmond Road.
↧
↧
News24.com | I-ANC iphikisana nemizamo yokulwisana nenkohlakalo -DA
I-African National Congress eGoli iphazamisa imizamo yokulwisana nenkohlakalo kuleli dolobha, kusho iDemocratic Alliance.
↧
News24.com | Izigebengu ziqhumise ama-ATM zadubula namaphoyisa esitolo
Iqulu lamadoda alinganiselwa kwayishumi ebelihlomile libaleke nesamba semali esingadalulwanga ngemuva kokuba liqhumise ama-ATM kwesinye sezitolo eMzinto,
↧
News24.com | Akwenzi mqondo ukuboshwa kosolwa ngetulo lokuketula uMbuso - Cope
ICongress of the People (COPE) inemibuzo ngokuboshwa kwalowo okuthiwa ubakha itulo lokuketula uhulumeni, ithi kukhona okushaya amanzi ngalolu daba.
↧
News24.com | Kuboshwe 'ababulale basika inkomo' yowesifazane
Kuboshwe isangoma esineminyaka engu-65 ubudala kanye nabanye abantu abane ngemuva kokutholakala kwesidumbu sowesifazane sisikwe isitho sangasese ngaseGiyani,
↧
↧
News24.com | Kushone owesilisa kugingqika imoto yakhe emjwahweni
Umshayeli wezimoto zomjaho oneminyaka engu-47 ubudala ushonile ngemuva kokuba imoto yakhe ibandakanyeke engozini emjahweni obusePhakisa Freeway motor racing circuit eWelkom.
↧
News24.com | Kushone amawele isigadla sishayiswa yibhasi
Kushone amawele aneminyaka eyisithupha ubudala ngesikhathi ibhasi lishayisa isigadla ebesidonwa yimbongolo ebehamba ngaso ku-N12 ngaseKimberley.
↧
News24.com | Amaphoyisa athungatha abeqe esitokisini
Amaphoyisa aseVereeniging eVaal, eningizimu yeGoli, athungatha abesilisa ababili ngecala lokuzama ukuphanga umuzi endaweni.
↧
News24.com | Kushone 1 kwalimala kabi ababili kungqubuzana izimoto
Kushone umuntu oyedwa kwalimala kabi abanye ababili ngesikhathi kungqubuzana izimoto zabo ngasemgwaqeni uKliprivier noSwartkoppies e-Alberton.
↧
↧
News24.com | Ishonile indoda yasePMB egwilize ebhishi eThekwini
Kugwilize indoda yaseMgungundovu ebhishi laseThekwini iBlue Lagoon izolo ntambama.
↧
News24.com | Usale ethukile uthisha obanjwe inkunzi emagcekeni esikole
Ubanjwe inkunzi ekhonjwe ngesibhamu uthisha ofundisa esikoleni esiseMontclair eThekwini, waphucwa imali engu-R23 000 abeyiphethe.
↧
News24.com | Lisesimeni esibucayi ibhungu eliwe lisuka esitezi esiphezulu
Kulimale kanzima ibhungu elineminyaka engu-18 ubudala kulandela ukuwa lisuka esiteszi esiphezulu endaweni okupakwa kuyo izimoto ebhilidini eliseThekwini eSouth Beach.
↧