Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live

Kuboshwe abekolishi elingumbombayi

Kugasele ezakwadalawane kwaboshwa owesilisa nowesifazane abasolwa ngokuba nekolishi elingabhalisile ngokusemththweni eTzaneen, eLimpopo.

View Article


Ukhihle esikaNandi umvukuzi

Umvukuzi wasemayini iLonmin uMzoxolo Magidiwana, ukhale mi ngesikhathi kukhonjiswa umfanekiso walokho okwenzeka mhlaka-16 Agasti ngesikhathi kudutshulwa kubulawa abavukuzi.

View Article


Bacishelwe ugesi eMadibeng

Izindlu ezingu-40 ngaphansi kukaMasipala waseMadibeng, eNorth West, zicishelwe ugesi ngaphandle kokunikwa isexwayiso, kusho inhlangano yamalungelo i-AfriForum.

View Article

Uboshiwe odubule iphoyisa ethi yisigebengu

Izolala ibaliwe indoda yaseSterpark, eLimpopo, ngemuva kokuthi idubule yalimaza kambi iphoyisa ekade ilifanisa nomuntu oyibambe inkunzi.

View Article

Abawuthembi umthetho abantu abasha - Ucwaningo

Abantu abasha baseNingizimu Afrika bathi abasiboni isidingo samaphoyisa, yingakho abantu bezibabela ngezandla, kusho ucwaningo.

View Article


Sicela niphikise iziteshi zocansi - Inhlangano

AbakwaFamily Policy Institute sebecele abantu baseNingizimu Afrika ukuthi babhikishe balwisane neziteshi zocansi ezihlongizwa yisiteshi sikamabonakude iTopTV.

View Article

USishi uhlaba eyothisha 'abayizipoki' eKZN

Abekho othisha abayizipoki KwaZulu-Natal, kusho lowo oyiNhloko yoMnyango wezeMfundo esifundazweni uNkosinathi Sishi, kulandela uhide lweziqephu zophenyo.

View Article

Kulimale izingane ezingu-11 ePotchefstroom

Kulimale izingane zesikole ezingu-11 ngesikhathi ibhasi lazo lishayisa isigxobo sikagesi kuWildebeeslaagte Road ngaphandle kwasePotchefstroom.

View Article


Kuhlaselwe umlimi eKZN

Kuhlaselwe umlimi osekhulile elele emzini wakhe oseSkitsdrift ngaseWinterton, nokwenziwe ngamadoda amane angaziwa amshaye ase amgebenga izimpahla.

View Article


Basaqhubeka nokufundisa abalahlwa ngamacala

Isilinganiso esingu-45% sothisha abatholwa benamacala okunukubeza ngokocansi abafundi basavunyelwa ukuba baqhubeka basebenze, kusho umbiko.

View Article

ITopTV inelungelo lokusakaza ucansi - Ummeli

Inhlangano ebhekele ezokusakaza i-Icasa, itshelwe ukuthi kumele nakanjani inikeze abakwaTopTv, igunya lokusakaza ucansi eziteshini ezintathu.

View Article

'Zidle ngaphezu kuka-260% ezokuphepha eNkandla'

UMnyango wezemiSebenzi yoMphakathi ususebenzise imali eyeve ngo-260% ukubhekela ezokuphepha eNkandla, emzini "wendoda eyodwa", kutshelwa iPhalamende.

View Article

Kunzima ngezindleko zezitshudeni zase-UKZN

Udaba lwezindawo zokuhlala izitshudeni zase-University of KwaZulu-Natal lumba eqolo inyuvesi njengoba umfundi nomfundi kuzomele athole ukunxeshezelwa.

View Article


Siyanyanyisa isihluku samaphoyisa - Umnyango

UMnyango wezamaPhoyisa usuchaze isigameko sakamuva sokusolwa kwamaphoyisa ngesihluku wathi “sishayisa ngamahloni” futhi “siyanyanyisa”, kusho umbiko.

View Article

Sesizoziphatha ngendlela - ANCYL

UMengameli obambile we-ANC Youth League uRonald Lamola uthi ubuholi bophiko buzozehlisa izehlakalo uphiko oludume ngazo onyakeni owedlule.

View Article


Basho ukuphuka izandla belwa nesigebengu

Balwe ngamandla abo wonke abesifazane ababili baseThekwini abangenelwe yisigebengu emzini wabo sifuna ukubabamba inkunzi nokubenzakalisa.

View Article

Uthe une-HIV osolwa ngelokudlwengula

Ilungu lebandla iZion Christian Church elisolwa ngokudlwengula owesifazane ngesikhathi kuqhubeka inkonzo ekomkhulu lebandla eMoria, lingase libekwe icala lokuzama ukubulala.

View Article


Sekushone omunye kolwaseMuden

Umfana owalimala ngesikhathi kugasela amadoda ayehlose ukuqotha imbokodo nesisekelo emzini oseMuden useshonele esibhedlela, kusho umbiko wakamuva.

View Article

Ayisabuthi qothu imindeni edukelwe yizingane

Ayisabulali ubuthongo imindeni yaseLenasia edukelwe yizingane zamantombazane ezimbili, ezagcina ukubonakala zikhuluma nomshayeli wemoto ethize zibuya esikoleni.

View Article

Siyathusa isihluku samaphoyisa - DA

IDemocratic Alliance ithi ikhathazekile ngesehlakalo esisha sokuhudulwa komuntu, ekuthiwa uhudulwe ngeveni yamaphoyisa ibanga elingu-100m, eSetlopo Village, eMahikeng.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>