Kuhlanganiswa ubufakazi ngokudutshulwa kukaReeva
Ithimba labameli bomsubathi u-Oscar Pistorius osolwa ngokudubula abulale intombi yakhe engunobuhle uReeva Steenkamp, bacele ukunikwa isicabha sasethoyilethi.
View ArticleKuze kwangenelela uMadonsela kolwase-KZN
Umsebenzi wesikole samabanga aphansi KwaZulu-Natal, nobedonsa isigwebo esilengisiwe seminyaka emihlanu ngokunukubeza ngokocansi umfundi kulesi sikole, ugcine ngokuxoshwa.
View ArticleLiyaqhubeka elomfana waseGriekwastad
Kwaba nokuhlolwa okwenziwa emfaneni,16, ngesikhathi ebikela amaphoyisa ngokubulawa kwabantu abathathu epulazini laseGriekwastad.
View ArticleAkuphenywe ngezinsolo - Vavi
Kumele kuphenywe ngezinsolo ezithi kunenkohlakalo eqhubekayo ngaphakathi kumfelandawonye wezinyunyana zabasebenzi, kusho uNobhala Jikelele uZwelinzima Vavi.
View ArticleKuteleke abahlola inyama
Abasebenza ukucwaninga inyama, bangene esitelekeni samaholo, kusho abakwa-International Meat Quality Assurance Services (IMQAS).
View ArticleEkaFarlam isilinde uPhiyega
Kulindeleke ukuthi uKhomishana wamaPhoyisa kuzwelonke uRiah Phiyega ethule ubufakazi ngaphambi kweKhomishana kaFarlam mayelana nodaba lwaseMarikana.
View ArticleKushiswe isitimela eSoweto
Kuthungelwe ngomlilo amakhoshi amathathu esitimela esiteshini esiseSoweto, eMerafe, kusho abethimba leziphuthumayo eGoli.
View ArticleIsizokwehla eyabelwa isigodlo seSilo
Isabelomali esibekelwe indlu yeSilo samaBandla iNkosi Goodwill Zwelithini sizokwehliswa okungenani ngemali engu-R9 million kule minyaka emithathu elandelayo.
View ArticleUsenkingeni owakhokhela umkhandlu ngephutha
Ukushelela komunwe kwadala ukuba indoda yaseLenasia ikhokhele uMkhandlu waseGoli u-R200 000, nokumanje uzama ukuwuthola, kusho umbiko.
View ArticleBazoya enkantolo ngelokubulawa kowesifazane
Amadoda amane aseWestern Cape kulindeleke avele ngaphambi kwenkantolo mayelana necala lokushaya kanzima nokugenca owesifazane owagcina ngokushona.
View ArticleUbekwe elokubulala otholakale nommese
Owesilisa oneminyaka engu-29 ubudala uboshiwe ngecala lokubulala kulandela ukutholwa ngamaphoyisa nommese onegazi eMayfair, eduze naseGoli.
View ArticleBabhikishela amathoyilethe ezitimeleni
Iqeqebana labagibeli libhikishe ngaphandle kwesiteshi sesitimela iBosman Railway Station, ePitoli, bethi bafuna kwenziwe ngcono isimo somsebenzi wokuthwala abagibeli.
View ArticleUvelile osolwa ngokudlwengula izingane
Owesilisa waseKapa uvele eNkantolo yeMantshi yaseMitchells Plain ngezinsolo zokudlwengula izingane zamantombazane, kusho umbiko.
View ArticleZiyashayisana izifundazwe ngeyotshwala
Ngesikhathi lapho iGauteng ihlela ukuvala ukuthengiswa kotshwala ngamaSonto, iKwaZulu-Natal yona sekusele kancane ivumele ukuba zivulwe izitolo ezibuthengisayo.
View ArticleBezizehlela echaza ngenkulisa enesihluku
Umama obegcwele umunyu wethule ubufakazi enkantolo bokuthi ingane yakhe yayimidwayidwa kanjani ezinqeni, emhlane engalweni nasethangeni.
View ArticleUvelile enkantolo osolwa ngokunukubeza indodana
Indoda eneminyaka engu-32 ubudala yaseClarendon eMgungundlovu, lulindeleke ukuthi ivele ngaphambi kwenkantolo, mayelana necala lokunukubeza indodana yayo.
View ArticleLehlile izinga lokukhulelwa kwabafundi
Ziningi izinto ezihlukanise phakathi othishanhloko, othisha kanye namalungu omphakathi mayelana nalokho ekumele kwenziwe ukulwa nenkinga yokukhulelwa kwabafundi.
View ArticleKutheleke nezihlobo kolwaseGriekwastad
Izihlobo zezisulu ezabulawa ngonyaka odlule epulazini laseGriekwastad zithamele ukuqulwa kwecala elibhekene nomfana eneminyaka engu-16 ubudala.
View ArticleUKhumalo uzojeza ngenkulumo yakhe
Owesilisa owamemezela enkundleni yezokuxhumana uFacebook ukuthi uzoba nombhiyozo wokugubha iminyaka kwashona abafundi abamhlophe engozini yebhasi, uzohlanza la mathuna.
View ArticleSizoshisa iGautrain - Ababhikishi
Iqulu labagibeli besitimela abakade bethukuthele, basabise bathi bazoshisa isitimela esiwubutsetse iGautrain, uma abakwaMetrorail bengazisukumeli izikhalo zabo.
View Article