I-ANC izama ukwelekelela uphiko lwentsha
Iqembu elibusayo i-African National Congress likanye nophiko lwentsha i-ANC Youth League, bazobhekisisa ubuthaka bophiko lwentsha, kusho izikhulu.
View ArticleKusemnyama ngozongena kwesikaZweli Mkhize
Kubukeka sengathi i-ANC isadunguzwa emsanini ngozongena ezikhaleni sikaDkt Zweli Mkhize sokuba nguSihlalo noNdunkulu wesifundazwe KwaZulu-Natal.
View ArticleKuthungathwa umndeni wosana eKZN
Amaphoyisa aseMnambithi acela noma ngabe ngubani ongase abenolwazi ngomndeni wengane yomfana etholakale ulahliwe ukuba athintane nawo.
View ArticleKubanjwe abagaya ama-payslip omkokotelo
Amaphoyisa ase-Eastern Cape agasele ebhizinisini laseMthatha elenza ama-payslip kahulumeni, omazisi kanye nezitifiketi zika-matric zomgunyathi, kusho amaphoyisa.
View ArticleBesingaqonde lutho olubi - FNB
Ibhange iFirst National Bank belingenazinhloso zokugxeka uhulumeni ngesikhathi lenza isikhangisi somkhankaso i"You Can Help Campaign", kusho umbiko webhange.
View ArticleIyaqhubeka iKhomishana kaFarlam
Kuqubuke imibuzo ngalokho okwabe kuhlelwa ngamaphoyisa, ngaphambi kokuthi kudutshulwe kubulawe abavukuzi abangu-34, ababetelekile emayini iLonmin.
View ArticleMakunakekelwe asebegugile - Modise
Ukubulawa kowesifazane osekhulile eMahikeng kugxekwe kakhulu nguNdunankulu waseNorth West uThandi Modise, ngokusho kombiko wakamuva.
View ArticleUPhiyega wabonga amaphoyisa ngemuva kwesibhicongo
IKhomishana kaFarlam ezama ukuthola iqiniso ngokwenzeka esibhicongweni saseMarikana, isibuke i-video eveza uKhomishana wamaPhoyisa kuzwelonke, encoma amaphoyisa.
View ArticleUzovela owesifazane osolwa ngokubulala iphoyisa
Owesifazane ona-26 ubudala nosolwa ngokuthumba abulale iphoyisa lasePitoli, kulindeleke aye ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yakhona ePitoli.
View ArticleAbangu-71 baboshelwe impi yombango e-E Cape
Abantu abangu-71 bazolala bebaliwe, kulandela ukuthi baboshwe mayelana nodweshu oluneminyaka emithathu luqhubeka endaweni yakwaCentane, kulwa umphakthi ongomakhelwane.
View ArticleLihoxile elokudelela uMalema
Inkantolo ilichithile icala lokwedelela ebelethweswe uBoy Mamabolo, owabe engumngani womholi we-ANC Youth League owaxoshwa uJulius Malema.
View ArticleIbhungu lisikwe ijwabu labulawa
Ibhungu, 18, litholakale eKutlwanong linqunywe uqhoqhoqho lase lisikwa ijwabu, kusho umbiko wamaphoyisa aseFree State.
View ArticleKushe isitimela eKapa
Umlilo oqubuke esiteshini sesitimela eWoodstock, eKapa, ushiye izinkulungwane zabagibeli besele dengwane bengenazo izinto zokuhamba.
View ArticleBabhuqwa yindlala eKapa - Umbiko
Umbiko wakamuva usuveze ukuthi abantu abane kwabayishumi abahlala edolobheni laseKapa, balala bengadlile okungenani kanye ngesonto.
View ArticleIphoyisa eligulayo libophe iqola esibhedlela
Ngisho ukugula okumlalise esibhedlela akumvimbanga usayitsheni ukuthi abophe utsotsi obezama ukuqola abantu esibhedlela iMidlands Medical Centre.
View ArticleKushone 10 ezikhukhuleni eLimpopo
Kushone okungenani abantu abayishumi ngesikhathi kunezikhukhula eLimpopo kuleli sonto eledlule, kusho umbiko.
View ArticleKunezezelwe awokubulala kwabama-ATM
Liyiswe eNkantolo yesiFunda eMgungundlovu icala lamadoda ayisishiyagalolunye asolwa ngohide lwezigameko zokuqhunyiswa kwama-ATM KwaZulu-Natal.
View ArticleIminyaka engu-15 ejele koweba iselula
Owesilisa ugixabezwe ngeminyaka engu-15 esezikhindini kulandela ukugebenga owesifazane iselula, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape.
View ArticleBaqala ukumdayisisa umzimba ena-11
Intombazane eneminyaka engu-14 ubudala, ebihlukunyezwa ngokocansi, yaqala ukuthengiselwa amadoda kuze izowathokozisa ngocansi, eminyakeni emithathu eyedlule.
View ArticleKuboshwe iphoyisa eladubula isigebengu
Likhalelwe ngamasongo kaSigonyela iphoyisa eladubula labulala isigebengu ngesikhathu kunempi yezulu lezandla esitolo esidayisa inyama yenkukhu echochombisiwe.
View Article