Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live

Kutholakale izidumbu zabakhulile efrijini

Kutholakale isidumbu sesakukazi nesekhehla efrijini elisemzini wabo eBelfast, eMpumalanga, kusho umbiko wamaphoyisa esifundazwe.

View Article


ISection 27 igculisekile ngezincwadi

Inhlangano iSection 27 iveze ukuthi yanelisekile ngomsebenzi wokuhanjiswa kwezincwadi zabafundi basezikoleni zaseLimpopo.

View Article


Izingane zibulawe umbani eKZN

Izingane ezintathu zilele kobandayo ngemuva kokushaywa wumbani esehlakalweni esenzeke KwaChezu, eNkandla, enhla nesifundazwe, kusho izikhulu.

View Article

Baqophe umlando odokotela eKapa

Kuqopheke umlando ngesikhathi odokotela baseKapa, belungisa inhliziyo yowesifazane, ngaphandle kokuthi ahlinzwe, kusho abeMedi-Clinic SA.

View Article

Kushone 5 emigwaqeni e-E Cape

Abantu abahlanu bashonile ezehlakalweni zezingozi zomgwaqo ezenzeke emgwaqeni ongu-N2, e-Eastern Cape, kusho abakwa-Arrive Alive.

View Article


Babhekwe ngelokhozi abasebenzi basemapulazini

Amaphoyisa aseWestern Cape asasiqaphe ngelokhozi isimo kanti neminye imigwaqo isavaliwe njengoba abasebenzi basemapulazini besaqhubeka nesiteleka samaholo.

View Article

Kushone 2 kuphahlazeka indiza eKapa

Abantu ababili bashonile ngesikhathi kuphahlazdka indiza encane ngaseKlipheuwel, eWestern Cape, ngoLwesine ekuseni, kusho abahambisa usizo oluphutyhumayo.

View Article

Akwandiswe amajele - IFP

Umbhikisho owenzeke ejele laseGroenpunt, eFree State ukhomba ngokusobala ukuthi kunenkinga futhi kunesidingo sokwandiswa kwamajele, kusho i-IFP.

View Article


Kushubile embhikishweni wabasemapulazini

Amaphoyisa avulele ngezinhlamvu zenjoloba ezama ukuhlakaza amakhulu abasebenzi basemapulazini abhikishela ukuthola amaholo angcono eWinelands.

View Article


Kushone oyedwa engozini eGoli

Kuginqike itekisi emgwaqeni ongu-N1, ngasemajikeni akuWilliam Nicol, eGoli, kwashona umgibeli oyedwa, kusho abahamabisa usizo oluphuthumayo.

View Article

Kumiswe umphathi esibhedlela iGeorge Masebe

Sekumiswe isikhulu esiphezulu esibhedlela saseLimpopo iGeorge Masebe hospital, la kushone khona izingane ezincane ezine, kusho uMnyango wezeMpilo esifundazweni.

View Article

URamophosa akawuvali umlomo ngoZuma

UMengameli we-ANC uJacob Zuma, “uyindoda eyenza izinto zenzeke” futhi ezohola iNingizimu Afrika iyiyise empumelewleni, kusho iphini lakhe uCyril Ramaphosa.

View Article

Kugxekwe ukushiswa kwemoto yentatheli

AbakwaSA National Editors' Forum sebekugxekile ukuhlaselwa kwentatheli okwenziwe ngabasenzi basemapulazini abasesitelekeni samaholo eWestern Cape.

View Article


Zithuthelwe kwamanye amajele iziboshwa

Zilinganiselwa ku-510 izephula mthetho ebezigcinwe ejele laseGroenpunt, eFree State, esezithuthelwe kwamanye amajele, kusho umbiko wezikhulu.

View Article

Kuqiniswe idolo umndeni woboshwe emazweni

IPhini likaNgqongqoshe woMnyango wezangaPhandle uMarius Fransman uhambele umndeni kadokotela wakuleli oboshwe e-United Arab Emirates.

View Article


Abantu badinga imisebenzi - Ramaphosa

Kumangale abaningi ngesikhathi iPhini likaMengameli we-African National Congress uCyril Ramaphosa ehambela abadayisi basemgwaqeni ethenga kubo, eMgungundlovu.

View Article

Kuphenywa ngophonseke nemoto ebhulohweni

Kunokwesaba ngowesilisa ekuthiwa unyamalele ngesikhathi imoto abehamba ngayo iphonseka ebhulohweni eMgungundlovu, kusho abakwa-ER24,

View Article


Isezinhlungwini intombazane elunywe yizinja

Isezinhlungwini intombazane yaseWelkom, eneminyaka engu-17 ubudala, ehlaselwe yizinja ngesikhathi isendlelena eya esikoleni.

View Article

I-ANC eNorth West ifuna ukubuyisela imeya

I-ANC eNorth West izama ukubhekabheka izintuba engazisebenzisa ukuzama ukubuyisela esikhundleni imeya yakumasipala waseTlokwe, okuyisikhundla esesadliwa yi-DA.

View Article

Zivele enkantolo izithandani ezephule umthetho

Izithandani zaseNorth West zivele enkantolo eRustenburg Circuit Court ngemuva kokwehluleka ukwenza njengokomyalelo ovimbela ukusetshenziswa kwempahla yazo.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>