Kuboshwe iphoyisa ngelokubulala
Likhalelwe ngamasongo kaSigonyela iphoyisa elisolwa ngokubudula libulale isihlobo salo ePotchefstroom, kusho amaphoyisa aseNorth West.
View ArticleLimi ku-52% elabahambisana noZuma
Isibalo sabantu abathanda uMengameli uJacob Zuma ezweni singu-52%, kube u-70% abahamba noKgalema Motlanthe, kusho ucwaningo olukhishiwe.
View ArticleWelulama kahle uMandela
Lowo owayengumengameli wakuleli uNelson Mandela ulumala kahle kakhulu kulandela ukuhlinzwa, kusho iHhovisi likaMengameli.
View ArticleKuphakanyiswe amagama obuholi be-ANC
UMengameli Jacob Zuma nesekela lakhe uKgalema Motlanthe baqokelwe kwesokuba ngumengameli we-ANC, kusho ikhomishana yokhetho eqenjini.
View ArticleOkaMotlanthe utshengise 'intando yabantu'
Isinyathelo sikaSekela Mengameli we-ANC uKgalema Motlanthe sokungenela umjaho wabangenela esobumengameli kunikeza ithemba kubantu bakuleli, kusho ungoti.
View ArticleLuyaqhubeka ukhetho enkomfeni ye-ANC
Kuqalile ukuvota kwezithunywa ze-ANC engqungqutheleni yeqembu ebanjelwe eMangaung, nalapho kuvotelwa khona izikhundla eziyisithupha eziphezulu kule nhlangano.
View ArticleKushone indoda edubule amaphoyisa
Amaphoyisa asebenza ngaphansi kophiko oluqapha udweshu emphakathini adubule abulala indoda yaseMpendle ngase-Underberg, ngesikhathi idubula ibhekise emaphoyiseni.
View ArticleLusekude ukuphela olwaseNkandla
IDemocratic Aalliance ithi uMengameli Jacob Zuma wavuma ukuthi ayilandelwanga imigomo yeNational Key Point Act ngesikhathi kwakhiwa umuzi wakhe oseNkandla.
View ArticleNgeke alithole iholidi amajaji aseKZN
Amajaji aKwaZulu-Natal atshelwe ngumengameli wawo ukuthi kumele asebenzise amaholidi njengasona sikhathi sokuphothula amacala ezingakaphumi izinqumo zawo.
View ArticleLisenkantolo ikhansela leNFP
Ikhansela leNational Freedom Party uMzonjani Zulu kulindeleke ukuba avele eNkantolo yeMantshi yaseNtuzuma ngezinsolo zokubulala kulandela isigameko esashaqisa izwe.
View ArticleKuqalile ukubalwa kwamavoti eMangaung
Sekuqalile ukubalwa kwamavoti enkomfeni yokukhethwa kobuholi be-ANC nebanjelwe e-University of the Free State ophikweni oluseMangaung.
View ArticleUmlilo ushiye kukhalwa eKapa
Babalelwa ku-320 abantu abasale dengwane ngemuva kokusha kwemijondolo engu-80 ezigamekweni ezimbili eKapa, kusho ithimba lezinhlekelele kulo mkhandlu
View ArticleKutshalwe inqwaba yamaphoyisa eBloem
Amaphoyisa akhishwe ngobuningi bawo kanjalo nabezindaba njengoba kuvele amadoda amane aboshelwe ubushokobezi eNkantolo yeMantshi yaseBloemfontein.
View ArticleZimkhalele osolwa ngokubulala eKZN
Lowo osolwa ngecala lokubulala nobesebalekelane nengalo yomthetho izinyanga ezine ukhalelwe ngamasongo kaSigonyela eNgwelezane ngaseMpangeni, kusho amaphoyisa.
View ArticleKudingidwa imigomo eMangaung
Ziyaqhubeka izingxoxo ngemigomo yeqembu elibusayo njengoba i-African National Congress ibambe ingqungquthela yokuqokwa kobuholi eMangaung.
View ArticleUZuma uthathe ihlandla lesibili
UMengameli Jacob Zuma uphume phambili emjahweni wesokuhola i-ANC nabesibanga noKgalema Motlanthe njengoba bekuvotwa enkomfeni yeqembu eMangaung.
View ArticleLusengcupheni ubumbano lwe-ANC - Vavi
Alukho ubumbano eqenjini i-ANC, kusho uNobhala Jikelele womfelandawonye wezinyunyana zabasebenzi iCosatu uZwelinzima Vavi eMangaung.
View ArticleMakuthuthukiswe imfundo ephakeme - Nzimande
Kumele linyuke inani labantu abasha abathola ithuba lokuqhuba izifundo zabo ngemuva kokuqeda u-matric, kusho uNgqongqoshe wezeMfundo ePhakeme.
View ArticleAbaboshiwe bebehlela ukusoconga uZuma
Amalungu eqembu lontamo lukhuni abehlela ukubulala uMengameli Jacob Zuma, iPhini lakhe, oNgqongqoshe beKhabhinethi kanye nabaholi abaphezulu be-ANC.
View ArticleAyimangazanga imiphumela yokhetho lwe-ANC
I-ANC isiyimemezele imiphumela yokhetho lobuholi engqungqutheleni yayo eseUniversity of the Free State eMangaung njengoba bekunokhetho lobuholi obuphezulu.
View Article