Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live
↧

Itholakele ingane ebithunjwe nguyise

Isitholakele ingane yentombazane eneminyaka eyisikhombisa ubudala ebithunjiwe, itholakale ngosizo lwabezindaba nabakhiphe isithombe sayo.

View Article


Kushone 6 engozini eW Cape

Abantu ababili abadala kanye nezingane ezine, bashonile ngesikhathi kwenzeka ingozi yomgwaqo kushayisana imoto encane neloli ngaseTouws River.

View Article


Kuminze izelamani ePitoli

Kugwilize izelamini ngesikhathi zibhukuda edamini eHercules, ePitoli, wasinda umzala wazo naye ubebhukuda nazo, kusho amaphoyisa aseGauteng.

View Article

Ubhushuzele nqunu encenga u-R100

UNyankwabe Ndzobe, 26, waseHazyview, eMpumalanga, uphoqeleke ukuthi akhumule abhushuzele emgwaqeni emini kwabha, ngoba encenge ukubolekwa imali.

View Article

Kushone 11 engozini yendiza

Abantu abangu-11 abebesendizeni yombutho wezempi ephahlazeke ezintabeni eDrakensberg, kuqinisekiswe ukuthi bashone bonke, kusho uMnyango wezokuVikela.

View Article


Akucatshangelwe izisulu - Ndebele

Izisulu zobugebengu kumele zicatshangelwe kakhulu nguMnyango wezamaJele, kusho uNgqongqoshe woMnyango uSibusiso Ndebele,

View Article

Abayisithupha baboshelwe ukuqola umasipala

Abantu abayisithupha baboshiwe kulandela izinsolo zokukhwabanisela uMasipala waseBuffalo City, kusho amaphoyisa e-Eastern Cape.

View Article

Ngeke kubhidlizwe zindlu eKZN- Gigaba

Akukho zindlu ezizobhidlizwa eThekwini njengoba kuzokwakhiwa ichweba, kusho uNgqongqoshe wezamaBhizinisi oMphakathi uMalusi Gigaba.

View Article


Iyaqhubeka eyama-etoll

ICosatu ifunga iyagomela ukuthi izoqhubeka nomkhankaso wokulwa nama-etolls, emigwaqeni yaseGauteng, kusho uNobhala womfelandawonye esifundazweni uDumisani Dakile.

View Article


Lingenile elokubulawa kowe-IFP

Iphoyisa eliphenya ngokudutshulwa kubulawe ilungu leNkatha Fredoom Party, alikazifundi izitatimende azathulwa ngofakazi abahlanu.

View Article

'Ukuqokwa kukaMotlanthe ngeke kumphazamise uZuma'

Ukuphakanyiswa kwegama likaSekela Mengameli uKgalema Motlanthe, eLimpopo, angeke nakancane kumphazamise uMengameli uJacob Zuma, kusho umhlaziyi wezombusazwe.

View Article

Ngeke siyivotele i-ANC - Abavukuzi

Abavukuzi ngeke bayivotele i-African National Congress okhethweni oluzolandela, kusho umsebenzi wasemayini iLonmin, eMarikana, eGoli.

View Article

Ivelile inkantolo esolwa ngokudlwengula

Ivelile ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseShowe inyanga eyadlwengula owesifazane ithi iyamelapha ngoba kukhona abafuna ukumenza utokoloshe.

View Article


Isikhulu samaphoyisa ezinsolweni zokubulala

Isikhulu samaphoyisa kuMasipala waseKurhuleni, uHlula Msimang, kulindeleke ukuthi sivele enkantolo ngecala lokubulala, ngokusho kombiko.

View Article

Kuthungathwa umfana ominzile eSikhawini

Ikhansela laseSikhawini selinxuse amalungu omphakathi ukuba angalubhadi ePort Durnford Beach kulandela ukuminza kwengane kuleli sonto.

View Article


UZuma wayexhaswa ngapha nangapha - Umbiko

Umbiko oyimfihlo womcwaningi mabhuku uthi baningi abantu abaxhasa ngezimali uMengameli uJacob Zuma, kuze ezokwazi ukuphila impilo ewubukhazikhazi.

View Article

Bazovela abasolwa ngokubulala eKZN

Kulindeleke ukuba abesilisa ababili bavele enkantolo KwaZulu-Natal ngamacala ayisikhombisa okubulala, kusho amaphoyisa.

View Article


Ishaqekile imindeni ngokushona kwabe-SAAF

Ibhanoyi lombutho wamasosha eliphahlazeke ezintabeni zoKhahlamba kwashona abanru abangu-11 eSouth African Air Force, kanti imindeni ayikakholwa.

View Article

Bakhala ngokungaxhaswa abagcina izintandane

Isikhungo esigcina izintandane ePitoli sithi asisalutholi uxhaso ezinkampanini ezinkulu, njengoba isibalo esingu-70% wezingane ezigadwayo, zimhlophe ngokwebala.

View Article

Ugwetshiwe usomatekisi owatshengisa isihluku

Umshayeli wetekisi waseBloemfontein owahlasela umuntu owayehamba ngezinyawo edolobheni unikezwe isigwebo esihambisana nemibandela, kusho umbiko wakamuva.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>