Kuzoliwa nokuvalwa kwezikole eW Cape
Zonke izikole ezingu-20 zaseWestern Cape ezizovalwa thaqa wuMnyango wezeMfundo, seziyise udaba lokuvalwa kwazo enkantolo, ngenhloso yokuphikisa isinyathelo soMnyango.
View ArticleUphinde waboshwa ngelokubulala uyise
Indoda, 29, eyabekwa icala lokubulala uyise ivele kancane eNkantolo yeMantshi yaseMgungundlovu, kulandela ukuhoxiswa kwaleli cala emasontweni amabili edlule.
View ArticleBaningi abafaka kwakhiwa umuzi kaZuma - Umbiko
Ubufakazi ecaleni lenkohlakalo nelokukhwabanisa elalibhekene noSchabir Shaik baveza lapho kuqhamuka khona enye yemali eyakha umuzi kaMengameli Jacob Zuma.
View ArticleWasinda ngokulambisa isigebengu sidedela imoto
Isigebengu esasidune imoto sagxuma imoto ihamba ngemuva kokuyeba - isisulu, nokukholakala ukuthi ngowesifazane waseThekwini ongudokotela - singaphakathi ebhuthini lemoto.
View ArticleAlikho icala elivulwe nguPistorius - OKlebe
Alikho icala elivulwe ngumsubathi ogijima ngezinyawo eziyinsimbi zokufakelwa u-Oscar Pistorius, kusho uphiko loKwebe.
View ArticleUzovela umfundi ngelokubulala omunye
Lizovela enkantolo yaseThekwini ibhungu ngemuva kwezinsolo ezithi ligwaze labulala omunye umfundi emagcekeni esikole, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal.
View ArticleOnesi babuke owesifazane ebelethela endleleni
Owesifazane kuthiwa ubelethele endleleni ehamba abantu ngaphandle kwasemtholampilo ngaleso sikhathi onesi bebukele benqaba ukusiza, ngokusho kombiko.
View ArticleKuboshwe ongqongqoshe eN Cape
Ongqongqoshe ababili baseNorthern Cape bekanye nabanye abantu abahlanu, baboshiwe mayelana nezinsolo zenkohlakalo, ukukhwabanisa kanye nokusebenzisa budedengu imali.
View ArticleUshumpuke imilenze oziphonse esitimeleni
Owesilisa unqamuke imilenze yomibili ngesikhathi egxumela phambi kwesitimela sihamba, nokubukeka sengathi ubezama ukuzibulala eSoweto, kusho abezimo eziphuthumayo.
View ArticleUmsolwa waqamba amanga kolwaseModimolle
Lowo owaba yisisulu sokudlwengulwa kuphindelelwa u-Ina Bonette uthi waqala ukungamthembi uJohan Kotze ngesikhathi eqamba amanga ngokuthi unesifo somdlavuza.
View ArticleKungase kuchitheke igazi eMangaung - Umhlaziyi
Izimpawu zokuchitheka kwegazi ezibonakala emagatsheni e-ANC, zingase ziphinde zibonakale futhi uma iqembu lihlangana emhlanganweni wokuqokwa kobuholi eMangaung.
View ArticleI-ANCYL eGauteng ihamba noMotlanthe
I-ANC Youth League esifundazweni iGauteng, iphakamise iSekela likaMengameli uKgalema Motlanthe, njengaloyo abafuna ahole iqembu, nozovotelwa engqungqutheleni yeqembu.
View ArticleAkuliwe nokuchitheka kwegazi - Numsa
Ukuhluka kwemobono ngokwamaqembu epolitiki akumele kulungiswe ngezikhali kuchithwe igazi, kumele kuhlalwe phansi kuboniswanwe, kusho unyunyana yabasebenza ngensimbi.
View ArticleAkuchithwe uZille - Cosatu
Kumele amaqembu ahlangane avote akhiphe esikhundleni uNdunakulu waseWestern Cape uHelen Zille, atshele iPhalamende ukuthi awasamethembi njengomholi.
View ArticleBebezama ukuthunaza uZuma ngolwaseNkandla - ANC
Imibiko ngodaba oluthinta umuzi waseNkandla kaMengameli uJacob Zuma, bekuyimizamo yokuphazamisa uhlelo lokuqokwa kwamagama abaholi abazovotelwa eMangaung.
View ArticleKuzodingidwa ngoZuma ngo-2013 - ANC
I-ANC ePhalamende iyavuma ukuthi kudingidwe ngoMengameli uJacob Zuma odabeni lokungethenjwa kwakhe okushiwo ngamaqembu, nokho lokhu kuzokwenzeka ngo-2013.
View ArticleI-ANC ivulele uZille icala
I-African National Congress eWestern Cape isivule icala lokugqugquzela udlame ivulela uNdunankulu wesifundazwe uHelen Zille.
View ArticleAyaphila amasosha akuleli aseDRC
Awekho amasosha aseNingizimu Afrika abe yingxenye yempi equbuke phakathi kwamasosha kahulumeni waseDemocratic Republic of Congo namavukela mbuso eqembu iM23.
View ArticleUya enkantolo owabe eyiphoyisa
Kulindeleke ivele ngaphambi kweNkantolo yesiFunda eMiddelburg, indoda eyabe eyiphoyisa esolwa ecaleni elithinta ukuzingelwa nokushushumbiswa kobhejane.
View ArticleInkantolo izonquma ngesicelo seDA ngoZuma
INkantolo eNkulu yaseWestern Cape kulindeleke ikhiphe isinqumo mayelana nesicelo esifakwe yiDA sokuthi kuphoqwe iPhalamende ukuthi lidingide ngoMengameli uJacob Zuma.
View Article