Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live
↧

Kungithintile ukubona uMandela - Zille

UMadiba ubebukeka enokuthula, kusho uNdunankulu waseWestern Cape, uHelen Zille, etshela abantu baseKapa ngomuzwa wakhe ngemuva kokubona iqhawe uNelson Mandela.

View Article


Mandela: Sesilindele abaqhamuka ngaphandle

Kunezinhlelo ezikhona ezenzelwe ukuqinisekisa ukwamukeleke ngendlela abantu abaqhamuka emazweni angaphandle abahambele umngcwabo kaNelson Mandela

View Article


Asimile isililo ngoMandela

Abantu abahlangane ngaphandle kwesibhedlela i-One Military Hospital, ePitoli, bebekhala esifanayo bethi owabe enguMengameli uNelson Mandela, ubengubaba oqotho.

View Article

Mandela: Uyaziphendulela umhumushi

Uthi unesifo esimphathayo umhumushi okhuluma ngezandla ozithele ngehlazo ehumusha into engekho ngesikhathi kuqhubeka isikhumbuzo somholi uNelson Mandela.

View Article

Mandela: Usuku lwesikhombisa

Osukwini lwesikhombisa kuhlonishwa umholi owalwela inkululeko, uNelson Mandela, amaphoyisa aqale ukusebenza ngezithuba zawo-05:00, ePitoli, elungisa olayini.

View Article


Amasosha ashayele uMandela indesheni

Usuku lwesibili lokubonwa kweqhawe uNelson Mandela, luqale ngokuthi kunikwe amasosha ithuba lokudlula ashaye indesheni phambi kwebhokisi likaTata.

View Article

Mandela: Konke kuhamba ngohlelo

Kunentamb'ende kalayini ezindlini zoMbuso ePitoli, njengoba abantu belindele ukungeniswa bayobona isidumbu saloyo owabe enguMengameli, uNelson Mandela.

View Article

Umunyu kubukwa uMandela

Kuvuke umunyu kwabaningi ngesikhathi kukhala owesifazane, okhihle isililo eqeda ukubona isidumbu sikaNelson Mandela ezindlini zoMbuso.

View Article


Mandela: Useshaya impinda uVavi

UNobhala Jikelele weCosatu, nomisiwe emsebenzini, uZwelinzima Vavi, utheleke ePitoli, ezoshaya impinda, ekubukweni kwesidumbu seqhawe uNelson Mandela.

View Article


Sidinga abaholi abazozimisela - Mbeki

Owabe enguMengameli wezwe uThabo Mbeki usekhulume wathi iNingizimu Afrika idinga abaholi abazozimisela njengoba sekudlule emhlabeni uNelson Mandela.

View Article

I-ANC idle umhlanganiso eTlokwe

I-African National Congress iyayamukela imiphumela yokhetho lokuchibiyela olubanjwe mhlaka-11 Disemba, ngaophansi kukaMasipala waseTlokwe, eNorth West.

View Article

Bahoxiselwe amacala onogada bemeya

Achithiwe amacala okuzama ukubulala abebhekene nonogada ababili beMeya yaseMgungundlovu, uYusuf Bhamjee.

View Article

BangangoZulu abahlangene eQunu

Angaphezu kuka-20 amabhasi namaloli ashaye ujenga ngaphande komuzi womholi uNelson Mandela, eQunu, esifundazweni sase-Eastern Cape.

View Article


'Yekani ukuqhathanisa uZuma noMandela'

UBheki Cele oyilungu lekomidi eliphezulu eqenjini likaKhongolose, ukhulume wathi kumele abantu bayeke ukulokhu beqhathanisa uMengameli wezwe Jacob Zuma noNelson Mandela.

View Article

Sizoqhubeka la kugcine khona uTata - EFF

Iqembu elisha lezombusazwe i-Economic Freedom Fighters, lizoqhubeka nomzabalazo owawulwelwa ngumholi ongasekho uNelson Mandela, kusho umholi weqembu uJulius Malema.

View Article


Akucaci nge-Info Bill

Akukho okuhleli obala ngemibiko engakaqinisekiswa ethi uMengameli wezwe uJacob Zuma usesayine phansi waphasisa umqulu i-protection of state information bill.

View Article

Silahlekelwe ngoMandela - Mugabe

UMengameli waseZimbabwe uRobert Mugabe usekhulume kwashaya enhliziyweni, echaza ngobuhlungu abuzwayo ngokudlula emhlabeni komholi uNelson Mandela.

View Article


Mandela: Usuku lokugcina lokubonwa

Lolu wusuku lokugcina lokuthi umphakathi ukwazi ukuyobona isidumbu saloyo owaba nguMengameli wokuqala wentando yeningi uNelson Mandela.

View Article

Uzohlawula uMcIntosh Polela

UMcIntosh Polela owabe ekhulumela uphiko loKlebe, uhlawuliswe isamba esingu-30 000, ngemuva kokutholakala necala lokuzingela ngokungekho emthethweni.

View Article

Akuphenywe ngokuhahamezwa kukaZuma - ANC

Iqembu i-African National Congress esifundazweni saseGauteng lithi kumele kuphenywe ngokuhahamezwa kukaMengameli wezwe uJacob Zuma.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>