Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live

OKlebe baphenya ngamaphekula aseSomalia

Uphiko lwamaphoyisa akuleli, oKlebe, luthi luyazi ngezehlakalo eziqhutshwa ngamaphekula aseSomalia, i-al-Shabab, kusho umbiko wophiko.

View Article


Abe-EFF bajoniye i-Agang SA

Bangamakhulu abalandeli be-Economic Freedom Fighters asebeqembukele eqenjini eliholwa nguMamphela Ramphele, i-Agang SA, kusho i-Agang.

View Article


U‘White widow’ ubenezikweletu kuleli

Owesifazane waseBrithane okusolakala ukuthi uyathinteka esigamekweni sokuhlasela enxanxatheleni yezitolo eNairobi kuthiwa ubenezikweletu kuleli.

View Article

I-DA igxeke isenzo sikaZuma

UMengameli Jacob Zuma kufana nokuthi uthuke abantu bakuleli ngesikhathi esayina umthethosivivinywa omayelana nama-etolls ewenza umthetho, kusho i-DA.

View Article

Usewutholile umsebenzi uStaggie

Lowo owayengumholi weqembu lezigelekeqe amaHard Livings, uRashied Staggie, 57, uzoqashwa asebenze njengomhlanzi wendawo ehhovisi eliseBelville.

View Article


Usulile uMdunge ngemuva kwezinsolo

Umkhulumeli wamaphoyisa KwaZulu-Natal, usulile emsebenzini kulandela izinsolo ezithi unesitifiketi sikamatikuletsheni esingumgunyathi.

View Article

Kungase kuboshwe abanye kolwaseMontecasino

Isidumbu sendoda esatholakala ebhuthini lemoto eMontecasino yashonelwa ngunkosikazi wayo ngesikhathi eyobeletha amawele abo ngasekuqaleni konyaka.

View Article

Usengcono kakhulu uMandela - Umbiko

Lowo owayengumengameli wokuqala wentando yabantu uNelson Mandela useyakwazi “ukuzihlalela aqonde aphinde aqalaze nokwenzekayo,” kusho umbiko.

View Article


Ugwetshiwe owadlwengula abafundi

Owesilisa waseMpumalanga ugwetshwe iminyaka engu-20 ebhadla ejele ngokudlwengula amantombazane ababili esendleleni eya esikoleni.

View Article


Akusiye uMakhubu oboshwe eCanada

Isiboshwa esigqunywe ejele laseCanada, akusilo iqhawe langombhidlango wango-1976, uMbuyisa Makhubu, kusho umbiko kahulumeni.

View Article

Kudlwengulwe kwabulawa isalukazi eKZN

Kudlwengulwe kwabulawa isalukazi, 80, sisemzini waso eVulisaka, endaweni yaseVulindlela ngaseMgungundlovu, njengoba ingakacaci imbangela yalesi sihluku.

View Article

Utholwe ehleli nesoka obethi uthunjiwe

Imizamo kamama waKwaZulu-Natal yokutholela indodakazi yakhe, 19, usizo, nabecabanga ukuthi ithunjiwe, iholele amaphoyisa ekutheni athole ukuthi empeleni ayithunjiwe.

View Article

Kushode ozogadla kwabeSasco ne-EFF

Kusale ozogadla kuqala phakathi kwamamalungu eqembu elisha lezombusazwe, i-Economic Freedom Fighters kanjalo namalungu enhlangano yabafundi iSA Students Congress.

View Article


Sekukhala esikaSenzo Mchunu eKZN

Lowo onguNgqongqoshe wezeMfundo esifundazweni iKwaZulu-Natal uSenzo Mchunu ukhethwe njengoNdunankulu wesifundazwe, kusho umbiko.

View Article

Uhulumeni uzokhuluma ngeMcCord

Uhulumeni wesifundazwe KwaZulu-Natal, uzophumela obala ngesibhedlela saseThekwini iMcCord Hospital, esikwingcindezi yokuthi singase sivale.

View Article


Kugwetshwe ona-88 ngelokudlwengula

Amadoda angu-17 agwetshiwe ngamacala ahlanganisa awokuhlukumeza ngokocansi enzeke ezindaweni ezehlukene esifundazweni sase-Eastern Cape, kusho amaphoyisa.

View Article

Kugxekwe ukusebenza kwe-NYDA

Inhlangano yabantu abasha iNational Youth Development Agency (NYDA), yasebenzisa budedengu isamba semali engu-R62 million, kusho uMgcwaningi Mabhuku Jikelele.

View Article


Zimkhalele esejoyintini umama wosana

Umama wosana olunezinyanga eziyisikhombisa ubudala olwatholakala lushonile emjodnolo oseDiepsloot, ukhalelwe ngamasongo kaSigonyela nesoka lakhe, kusho amaphoyisa.

View Article

Ulale ebaliwe obanjwe nezidakamizwa

Zimkhalele owesilisa, 24, obanjwe nezidakamizwa etekisini ebisuka eMthatha ilibangise eGoli, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape.

View Article

'Ngamnquma kodwa angizange ngimbulale'

Osolwa ngamacala okubulala, uJohannes de Jager, uthi isinqumo sakhe sokuhlahlela isidumbu sikaCharmaine Mare, 16, sasingubuwula.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>