Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live
↧

Kushone owesilisa engozini eN Cape

Owesilisa waseKimberley ushonile ngesikhathi imoto abehamba ngayo ilala amankeyane, kusho abezimo eziphuthumayo.

View Article


Uthole udilikajele umdlwenguli eKZN

Unikezwe isigwebo sikadilikajele uThandanani Tharib Msomi, 26, ongumdlwenguli ophinde abe ngumphangi, yiNkantolo eNkulu yaseMgungundlovu.

View Article


Umndeni ufuna ubulungiswa ngowabulawa

Umndeni wowesifazane, 57, owabulawa ngokugencwa, uthi ufuna amalungu omzimba wakhe angazange atholwe ukuze bathole ukuthula, kusho umbiko.

View Article

Makashushiwe uMdluli - Ijaji

Ukuhoxiswa kwamacala ayethweswe lowo owayeyinhloko yezobunhloli emaphoyiseni uRichard Mdluli kwakungekhona nje ukuthi kwakungekho emthethweni kodwa kwakungenamqondo.

View Article

Bagwetshwe kanzima abathumbi

Abaphangi abathathu abaduna imoto kalowo ongumthengisi wezindlu eDurban North, uDorothy Carlyle, baphinde bamthumba amahora amaningi, bagwetshwe kanzima.

View Article


Amaphoyisa azocubungula isinqumo ngoMdluli

Amaphoyisa azocubungula isinqumo esithathwe yiNkantolo eNkulu ePitoli ngalowo owayeyinhloko yezobunhloli emaphoyiseni uRichard Mdluli, kusho umbiko.

View Article

I-ANC izongenela kolwaseMcCord

INehawu isicele ubuholi bukazwelonke ku-ANC ukuba bufake isandla kugwenywe ukuvalwa thaqa kweMcCord Hospital, njengoba bethi lokhu kuzoba yiphutha elikhulu.

View Article

Kuphenywa nge-passport yakuleli kolwaseKenya

UMnyango wezaseKhaya ukulungele ukusebenzisana neKenya ukuthola ukuthi ngabe isemthethweni yini i-passport yakuleli ebisetshenziswa yilungu le-al-Shabaab.

View Article


Isithathe elinye ijika eyaseMcCord

INehawu isithole incwadi eNkantolo yabaSebenzi evimbela ibhodi lasesibhedlela iMcCord ukuba lidilize abasebenzi.

View Article


Bagwetshiwe abebezoshushumbisa izinyoka

Owesilisa osebenza ngokuqoqa izinyoka, noseke wasebenza KwaZulu-Natal, ugwetshwe iminyaka emihlanu esezikhindini nabesebenzisana naye ngokuzama ukushushumbisa izinyoka.

View Article

Kuboshwe owesifazane ngesidumbu esatholakala

Kuboshwe owesifazane, 24, eDouglasdale mayelana nesidumbu esibolile esatholakala ebhuthini lemoto eyabe ipakwe eMontecasino ngempelasonto, kusho amaphoyisa aseGauteng.

View Article

Kusolwa isikhulu samaphoyisa ngobandlululo

Iphoyisa elisesikhundleni esiphezulu eGoli, kanjalo nabanye abasebenzi ehhovisi lalo, basolwa ngezehlakalo zokucwasa ngokwebala kanjalo nokuba nenkohlakalo.

View Article

Baningi abafuna ukuqasha uStaggie - UMnyango

URashied Staggie owabe ephethe iqembu lezigelekeqe amaHard Livings, usethole amathuba amaningi omsebenzi, ecelwa ukuthi azoqala ukusebenza.

View Article


Bese lizoshada iphoyisa elishonile

Njengoba umndeni wephoyisa lomgwaqo elashona lishayiswa yimoto eyayidla amagalani ulungiselela umngcwabo walo, kusaqhubeka ukuthungathwa komshayeli owadala le ngozi.

View Article

Obesatshwa utholakale eshonile esitokisini

Uphiko oluphenya amacala amaphoyisa i-Independent Police Investigative Directorate, luphenya ngokushona kosolwa ngokuba ngumgulukudu obuthinteka emacaleni anzima.

View Article


Ithole ibheyili indodana kaStaggie

Indodana yesiboshwa uRashied Staggie, u-Abdul Boonzaaier obhekene necala eliphathelene nezidakamizwa, unikwe ibheyili eNkantolo kaMantshi waseWynberg.

View Article

UGxagxisa ukhala ngokumiselwa ubala

Inhloko yezempilo eThekwini uNomakhosi Gxagxisa uthe ukumiswa kwakhe kwenziwe ukuze ahlambalazeke, aphathwe kabi bese egcina ngokukhonjwa indlela.

View Article


Uyelulama uthisha odutshulwe ngumfundi

Uthisha wasesikoleni samabanga aphakeme eSasolburg, uyelulama esibhedlela ngemuva kokuthi edutshulwe walinyazwa ngumfundi, kusho umbiko wakamuva.

View Article

Abakwa-RTMC bazama ukulwa nezingozi zomgwaqo

AbakwaRoad Traffic Management Corporation babeke obala izinhlelo zabo ekuhloswe ngazo ukunciphisa izingozi emgwaqeni.

View Article

Asikawutholi umbiko ngeNkandla - Madonsela

UMvikeli woMphakathi uThuli Madonsela usalokhu elinde umbiko ophelele ngophenyo ekulungisweni komuzi kaMengameli Jacob Zuma, eNkandla.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>