Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live
↧

Usulile njengondunankulu uMkhize

UNdunankulu waKwaZulu-Natal uZweli Mkhize umemezele ukuthi usezibeka phansi izintambo njengondunankulu wesifundazwe.

View Article


Kuboshwe ababili ngelokubulala

Amaphoyisa apheka ngemibuzo abasolwa ababili mayelana nokudlwengulwa nokubulawa kukaJanet van der Walt, 60, ngasekuqaleni kwale nyanga eMargate.

View Article


Ngiyisoka lokuzalwa - Umsolwa

UConstable Mokolo Molekoa wabe eyisoka, ethandwa ngamantombazane futhi enomusa njengoba ake wapha enye yezintombi zakhe imali yokwenza ikhanda.

View Article

Ayikho imali ezophumela abaseMarikana - Radebe

Abasebenzi basezimayini abalimala nalabo ababoshwa esibhicongweni saseMarikana, ngonyaka owedlule, angeke balekelelwe nguhulumeni ezindlekweni zomthetho.

View Article

Kuboshwe uthisha ngelokunukubeza

Isekela likathishanhloko selithelekelwe ngabakwadalawane lagaxwa ozankosi ngokunukubeza ngokocansi intombazanyana, 12, eKnysna, kusho amaphoyisa.

View Article


Abe-DA bakhala ngokutalajwa yi-Sasco

IDA Youth isivule amacala amabili esiteshini samaphoyisa esiseMankweng, eLimpopo, isola amalungu eSA Students Congress ngokuyishaya.

View Article

Usongela izinyunyana uNzimande

Izinyunyana ezifuna ukuphuma kumfelandawonye wazo iCosatu, kuzomele ziqale zibhekane ngqo ne-SACP, kusho uNobhala Jikelele wamaKhomanisi uBlade Nzimande.

View Article

Kuquleke onqgongqoshe eNorth West

Ongqonqgoshe ababili kuhulumeni waseNorth West, baqulekile ngesikhathi kuqhubeka umhlangano wesigungu eMahikeng, kusho isikhulu kuhulumeni.

View Article


Bekumele asule uMkhize - Mthembu

ObenguNdunankulu waKwaZulu-Natal uZweli Mkhize, ubengeke akwazi ukuncelisa amawele, yingakho kudingeke ukuthi asule esikhundleni sakhe, kusho uMkhulumeli weqembu.

View Article


Kushone ababili engozini yebhanoyi

Kushone amadoda amabili ngesikhathi kuphahlazeka indiza encane abebehamba ngayo eMatibidi, eMpumalanga, kusho abezimo eziphuthumayo.

View Article

Asibambaneni ekulwisaneni nobugebengu - Zuma

UMengameli Jacob Zuma unxuse abantu baseNingizimu Afrika ukuba babambane ngezandla futhi bangathuli uma bebona izigameko zobugebengu, kusho umbiko.

View Article

UKlate ugcwele izincomo ngo-Erasmus

Njengoba bephuma ekutheleni ngehlazo iqembu laseGibhithe koweCAF Champions League ngempelasonto edlule, umdlali we-Orlando Pirates uDaine Klate uthi uyazethemba ezakhe.

View Article

Kushone 5 engozini eMpumalanga

Kushone abantu abayisihlanu ngesikhathi kutholana phezulu izimoto ezine emgwaqeni uN4 phakathi kweMalelane neKomatipoort, kusho uMnyango wezokuPhepha koMphakathi.

View Article


Angu-449 amaphoyisa axoshelwe ubugebengu

Angu-449 amaphoyisa akhonjwa indlela emsebenzini kulo nyaka odlule ngenxa yokutholakala namacala obugebengu, kusho uNgqongqoshe wezamaPhoyisa uNathi Mthethwa.

View Article

Ayimile impi ngamadokodo kaZuma

IDemocratic Alliance, izophikisa uMengameli uJacob Zuma, ozama ukuvimba iNkantolo eNkulu eNorth Gauteng, esinqumweni sayo esithi kumele kudedelwe amadokodo ayimfihlo.

View Article


Umndeni uphoxekile ngokwenza komsolwa

Umsolwa ecaleni lokubululala, uHector Britts, ubonakala eshuthe izithombe emile eduze kweziqhumane, ezingukhiliithi, lezi zithombe zibonakala enkundleni yezokuxhumana.

View Article

Umbiko uthi uRamphela wahlomula kwi-BEE

Umholi weqembu elisha lezombusazwe uMamphela Ramphele, wahlomula izigidi ohlelweni lokuhlomulisa osomabhizinisi abansundu, iBlack Economic Empowerment.

View Article


Ezinye zezisulu zaziyizintombi nto - Umbiko

UMpho Ndou, nokungowesilisa osolwa ngezigameko eziningi zokudlwengula, kusolakala ukuthi izisulu zakhe wayeziholela ehlathini ezithembisa umsebenzi.

View Article

Uzogqunywa esitokisini owesifazane wase-KZN

Owesifazane waKwaZulu-Natal osolwa ngokuthenga inkabi ukuba ibulale amadodana akhe amabili uzogcinwa esitokisini kuze kube uphinda uvela enkantolo.

View Article

Utalanjwe ngomama eba iselula

Kumele bagawule babheke abagulukudu, abantu besifazane abasizo izintekenteke zokudlala bona, kusho izinkulumo ngemuva kokushaywa kobebamba inkunzi.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>