Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live
↧

Umshayeli ubulale abagibeli ngemuva kwengxabano

Kudutshulwe kwabulawa abantu abane kwathi owesihlanu walimala emotweni eMidrand, nokuthiwa kwenzeke ngemuva kwengxabano, kusho amaphoyisa aseGauteng.

View Article


UKenny Kunene usulile ebuholini be-EFF

Usomabhizinisi odume ngokuthanda ubukhazikhazi uKenny Kunene, usesulile ebuholini beqembu elisha lezombusazwe, neliholwa nguJulius Malema, i-Economic Freedom Front.

View Article


Abasolwa ezehlakalweni zocansi nezingane

Kutheleke ezakwadalawane kwaboshwa amadoda ayisithupha asolwa ngokubandakanyeka ekusabalaliseni izithombe ezikhombisa izingane zisocansini.

View Article

UMkhize uthi aluphele udlame lwezepolitiki

UNdunankulu waKwaZulu-Natal uZweli Mkhize usehlabe ikhwelo lokuthi kuphele izigameko zobugebengu eziqhutshwa ngezombusazwe.

View Article

Ubulale umzala efuna ukuqonywa ngumkakhe

Usale ushaqekile umphakathi waseVanderbijlpark, ngesikhathi kushona abazala ababili abakade bethanda owesifazane oyedwa, obegane omunye wabo.

View Article


Zimkhalele obefuna kubulawe amadodana akhe

Owesifazane waKwaZulu-Natal ukhalelwe ngamasongo kaSigonyela eGamalakhe, ePort Shepstone, kulandela izinsolo ezithi wazama ukuqasha inkabi ezobulala amadodana akhe.

View Article

Kumiswe uthishanhloko esikoleni eNdwedwe

UNana Gcabashe, onguthishanhloko waseLihlithemba Technical High School, eNdwedwe, umisiwe emsebenzini, kulandela izinsolo ezithi ubekhokhisa esikoleni samahhala.

View Article

Kuzokwandiswa isikhathi ezikoleni

Izikole zizokwandiselwa ngehora, esikhathini esejwayelekile, kuze kuzovuleka ithuba lokuthi abafundi bafundiswe ulimi olulodwa lwasekhaya, e-Afrika.

View Article


Ukulungele ukuthetha icala owabulala umndeni

Umfana,14, osolwa ngokubulala umndeni wakhe ngembazo angakwazi ukuquliswa icala, ngokusho kommeli wakhe ongaphansi kweLegal Aid SA.

View Article


Imindeni yaseMarikana ayibophe uhulumeni - UDM

Imindeni yabavukuzi baseMarikana kumele ivulele uhulumeni kanye nenkampani iLonmin, icala, kusho iqembu i-United Democratic Movement.

View Article

Kubhukule abezempilo eWestern Cape

Amanesi nodokotela baqale umkhankaso wokuqinisekiksa ukuthi basebenza ngaphansi kwezimo ezamukelekile esifundazweni saseWestern Cape.

View Article

UMaharaj uphendule uRamphele

UMengameli Jacob Zuma owethula njalo ngonyaka umcebo wakhe ngaphambi kweKhabhinethi, kusho iHhovisi likaMengameli.

View Article

Ugwetshiwe owazama ukudlwengula umzala

Owesilisa ogwetshwe iminyaka eyisithupha esezikhindini yiNkantolo yesiFunda yaseNelspruit ngokuzama ukudlwengula umzala wakhe oneminyaka eyisikhombisa ubudala.

View Article


Uphethe ngokushona otinyelwe yizinyosi

Owesifazane utinyelwe yizinyosi washona ePort Elizabeth, nokusolakala ukuthi wehlelwe yilo mshophi eya emsebenzini, kusho amaphoyisa esifundazwe.

View Article

Owesilisa uzidubule nentombi yakhe

Owesilisa ungqokloze ngesibhamu intombi yakhe behleli emuva etekisini ngaphambi kokuthi azidubule naye eMbumbulu, ngaphandle kweTheku.

View Article


Ushayise obezama ukumgebenga

Isigilamkhuba ebesifuna ukubamba inkunzi, silwela impilo yaso esibhedlela, kulandela ukushayiswa ngemoto ngowesifazane ebesizomkhuthuza.

View Article

Abantu bakuleli bagxila kakhulu kokubi - Tutu

Abantu baseNingizimu Afrika babambelela kakhulu ezintweni ezimbi nezingahambi kahle ezweni, kusho u-Archbishop Emeritus Desmond Tutu.

View Article


Kuzocacisa i-IEC nge-EFF

Abe-IEC bacubungula isikhalazo seqembu iFF Plus, ethi akumele iqembu i-Economic Freedom Fighters, libhaliswe njengeqembu lezombusazwe.

View Article

Kukhalwa ngesihluku samaphoyisa akuleli

Umbutho wamaphoyisa kuleli laseningizimu Afrika uya ngokuya uba nodlame kubantu ekumele engabe uyabavikela,kusho umbiko wocwaningo.

View Article

Kuboshwe ababili ngowabulawa eMarikana

Sekuboshwe amadoda amabili asolwa ngokubulala umkhulumeli wabasebenzi abangaphansi kwenyunyana iNational Union of Mineworkers, eMarikana.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>