Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live
↧

Ubanjwe encelisa ingane ubuntu

Uthuke kwaphela nasozwaneni umama ngesikhathi ethi uyobheka usana lwakhe obelukhala, wafica umyeni wakhe eluncelisa ubuntu.

View Article


Kutholakale isidumbu sosana eWestern Cape

Kutholakale usana lushonile eCeres, eWestern Cape, nekuthiwa lutholwe yizakhamuzi ebezingawuvali umlomo ngalesi sihluku, kusho amaphoyisa.

View Article


Sekushone omunye owalimala engozini eKZN

Sesinyuke safinyelela kwabayisikhombisa isibalo sabantu abashona engozini yebhasi eyenzeka ngesonto eledlule oPhongolo, kusho uMnyango wezokuPhepha koMphakathi.

View Article

Amaphoyisa acela usizo lomphakathi

UNgqongqoshe wamaPhoyisa uNathi Mthethwa usecele izakhamuzi zasoLundi ukuba zisebenzisane namaphoyisa kutholwe ababulali bekhansela le-ANC.

View Article

UMadonsela uhambele esibhedlela i-Edendale

Ngemuva kwezinkonondo eziningi ezamukelwe nguMvikeli woMphakathi uThuli Madonsela, uphoqeleke ukuthi ahambele isibhedlela esiseMgungundlovu, i-Edendale.

View Article


Abayingeni eyokukhokhela amathikithi eKZN

Linye kuphela kwayishumi amathikithi omgwaqo elikhokhelwayo KwaZulu-Natal njalo ngonyaka, kepha ithimba elijutshiwe lithi konke lokhu kuzophela.

View Article

I-EFF income isenzo sikaMotsoaledi

I-Economic Freedom Fighters ithi yanelisekile ngesinqumo sikaNgqongqoshe wezeMpilo u-Aaron Motsoaledi sokusebenzisa isibhedlela sikahulumeni esikhundleni sesizimele.

View Article

Ukhale ngaphansi owasulela intombi nge-HIV

Lowo oluleka abantu abanegciwane lesandulela ngculazi, nowatholwa enecala lokuzama ukubulala ngokulala nentombi yakhe ngaphandle kwekhondomu, uchithwe yinkantolo.

View Article


Ubulale intombi obekhala ngengane yabo

Owesilisa oneminyaka engu-28 ubudala ubehlale ebuza intombi yakhe ukuthi kungani ingane yabo eneminyaka emithathu ubudala ingafani naye, kusho umbiko.

View Article


Bakhala ngezipoki enkambini

Amakhulu abafundi abayingxenye yeNational Rural Youth Service Corps, bathathe amasakana abo babona abafika ngayo, beshiya isikhungo ebebeqeqeshwa kuso i-3SAI Army Base.

View Article

I-APC esikhumbuzweni saseMarikana

Iqembu i-African People's Convention, lizokuba yingxenye yesikhumbuzo salaba abashona esibhicongweni sasemayini yaseMarikana, kusho iqembu.

View Article

Kuboshwe abasolwa ngozigameko zokuphanga

Abantu abahlanu abasolwa ngokuba yiqembu lezigebengu eThekwini bakhalelwe ngamasongo kaSigonyela, kusho amaphoyisa.

View Article

Ukushaqeka 'bevakashelwe' yingwe

Umndeni wasemaTshalini, eClaremont, KwaDabeka, uthuke kwagxabha izisu ngesikhathi uvuswa ngumsindo womphakathi obulandela ingwe emabalabala egcekeni lomndeni.

View Article


Kuphenywa ngobedliswa ukudla okubolile

Amaphoyisa aKwaZulu-Natal aphenya ngecala lokuhlukunyezwa nokunganakekelwa ngendlela kwentombazene, 17, yaseMlazi, eningizimu yeTheku.

View Article

Kuboshwe owePagad eKapa

Amaphoyisa aseWestern Cape asebophe indoda eneminyaka engu-55 ubudala, ekukholakala ukuthi iseqenjini elilwa nokusetshenziswa kwezidakamizwa eKapa.

View Article


Kubhekwe isinqumo ngoVavi

UNobhala Jikelele womfelandawonye wezinyunyana uZwelinzima Vavi, uzokwazi ikusasa lakhe uma esevela ngaphambi kwekomidi eliphezulu lomfelandawonye.

View Article

Ukhihle isililo osolwa kwelikaMaswanganyi

Umsolwa ecaleni lokubulawa kwephoyisa laseGauteng, uMajor-General Tirhani Maswanganyi, ukhihle isililo ngesikhathi ethula ubufakazi enkantolo.

View Article


Kutholakale isidumbu sobenyamalele

Kutholakale isidumbu sowesifazane ebekubikwe ukuthi unyamalele ngenyanga eyedlule, isidumbu sitholakale e-Ohrigstad, kusho amaphoyisa aseLimpopo.

View Article

UMalema ufakwe enkantolo

Abasebenza ukushaqa impahla, sebehambise amaphepha enkantolo, befuna kuphoqwe umholi we-EFF uJulius Malema, ukuthi adalule yonke impahla yakhe.

View Article

Uhulumeni akaxhase abavukuzi baseMarikana

Uhulumeni kumele azinikele ekwelekeleleni ngemali abameli babavukuzi abalimala kudlambedlu lwaseMarikana, kusho abeNkatha Freedom party.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>