Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live
↧

Uzobuyela enkantolo owaklabha umndeni

Uzobuyela ngaphambi kweNkantolo kaMantshi waseDaveyton umfana, 14, osolwa ngokuklabha abulale umama wakhe nezingane zakubo ezimbili.

View Article


Ukhankase ePolokwane uRamaphosa

Kuphazamiseke ukuhamba kwezimoto ePolokwane, ngesikhathi iPhini likaMengameli we-African National Congress uCyril Ramaphosa, etheleka ezokhankasa.

View Article


Wenyuselwe iholo uNombembe

UMcwaningi Mabhuku Jikelele uTerence Nombembe, wenyuselwe iholo ngemali ecishe ibe yisigidi, wakhokhelwa nemali ebekweletwa yona yeminyaka eyisithupha eyedlule.

View Article

Angase akhishwe esibhedlela uMandela - Mbeki

Lowo owayengumengameli kuleli uThabo Mbeki uthe ukholelwa ekutheni uNelson Mandela uzokhishwa esibhedlela kungekudala ukuze ayolulamela ekhaya, kusho umbiko.

View Article

Uhulumeni kumele ubuyele emgqeni - Kasrils

Lowo owayeyisishoshovu somzabalazo uRonnie Kasrils useshiye angalazi kuhulumeni, wathi "ubhacazile njengoba manje usudunguza ebumnyameni".

View Article


Amaphoyisa adinga ulwazi ngesidumbu esitholakele

Amaphoyisa acela noma ngabe ngubani onolwazi eze ngaphambili kulandela ukutholakala kwesidumbu sowesilisa kuMoses Mabhida Road, eMgungundlovu, ngoJulayi 10.

View Article

Uphethe ngokufa obezama ukungenela isalukazi

Owesifazane, 75, uhlahlele ngembazo waze washona lowo obezama ukungena emzini wakhe eCentane, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape.

View Article

Izokwakhiwa ngo-R2bn iZumaville

Ngesikhathi kungathi iyabohla indaba yokulungiswa komuzi kaMengameli uJacob Zuma ngesamba esingu-R200 million, sekuvele ukuthi kuzokwakhiwa iZumaville.

View Article


Izingane zishise umuzi zidlala

Izingane ezimbili zokhele ngomlilo zashisa umuzi wakubo ngesikhathi zidlala ngomentshisi elokishini laseMacassar, eKapa, kusho izikhulu edolobheni.

View Article


I-DA izohlangana neNkosi yabaThembu

Iqembu leDA e-Eastern Cape lizohlangana neNkosi yabaThembu uBuyelekhaya Dalindyebo ngokuhamba kosuku, kusho umholi weqembu esifundazweni u-Athol Trollip.

View Article

Impilo yami isengozini - Vavi

UNobhala Jikelele womfelandawonye wezinyunyana zabasebenzi uZwelinzima Vavi uthi usenyuse izinga lokuqashwa kulandela ukuthola izinsongo zokufa, kusho umbiko.

View Article

Wesulile esikhundleni uMathale

UNdunankulu esifundazweni saseLimpopo uCassel Mathale, usesulile emsebenzini, kusho umbiko wabezindaba othi ushiye nasekubeni yilungu lesiShayamthetho.

View Article

Umsolwa uphika eyokushisa owayeyintombi

Umlisa waseFactreton ukuphikile ukuthi wazama ukushisa owayeyintombi yakhe nabanye ababili ngemuva kokubabhunyela ngophethiloli.

View Article


I-ANC kumele inyuse amasokisi - Motlanthe

IPhini likaMengameli uKgalema Motlanthe uthe "abantu abangene ngezinhloso ezithile" yibona abavimbela ukuba i-ANC ibumbane futhi isebenze ngendlela.

View Article

Lubi udlame lwamaqembu ezigebengu eCape Flats

Luyaqhubeka udlame lwamaqembu ezigelekeqe eCape Flats, kanti kamuva seluthathe umphefumulo webhungu elineminyaka engu-23 ubudala.

View Article


Abathathu baboshelwe elokudlwengula e-E Cape

Abathathu abasolwa ngokudlwengula owesifazane ona-24 ubudala, baboshiwe endaweni yaseDutywa, esifundazweni sase-Eastern Cape, kusho amaphoyisa.

View Article

Lihlehlisiwe elosolwa ngokubulala intombi

Uvele eNkantolo yeMantshi eGoodwood umlisa ngezinsolo zokungqongqisha ngomlilo owayeyintombi yakhe, washona, kusho umbiko.

View Article


Sikhulile isibalo sabasokayo eGauteng

UMnyango wezeMpilo esifundazweni saseGauteng, uthi bangaphezu kuka-90 000 abantu besilisa abathole ukusokwa ezikhungweni zikakahulumeni ezingu-64.

View Article

Kufunwa osolwa ngokubulala inkosikazi

Amaphoyisa afuna uthuli indoda yaseMakwane, eQwaqwa, esolwa ngokubulala umkayo, kusho okhulumela amaphoyisa uSergeant Mmako Mophiring.

View Article

Kushone ababili emlilweni eKapa

Abantu ababili bashonile kwathi abanye abaningi basala bengenamakhaya, esehlakalweni somlilo oqubuke eKapa, kusho isikhulu edolobheni.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>