Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live
↧

Abagcotshwa bakhulekele uMandela

Abagcotshwa abahlukene batheleke esibhedlela esisePitoli, behambise umkhuleko kuloyo owabe enguMengameli wezwe uNelson Mandela, oselale ubusuku obuyisithupha.

View Article


Ubophise isoka elidlwengule indodakazi

Ngesikhathi indodakazi yakhe imtshela ukuthi idlwengulwe ngubaba wayo ongayizali, wathukuthela wathelwa ngamanzi wazama icebo lokukhokhisa lo mgulukudu.

View Article


Usedayisa izinkuni owaqolwa-R45m

Usomabhizinisi waseRustenburg othi uqolwe imali engu-R45 million, useziphilisa ngokudayisa izinkuni emalokishini.

View Article

Abaduni bamphonsa ebhulohweni washona

Umlisa waseKapa oshone ngemuva kokuwela phansi esuka ebhulohweni eliphakene ngo-15m, uphoswe abaduni, hhayi umngani wakhe, njengoba bekusho imibiko yokuqala.

View Article

Uboshiwe oqambe amanga esaba intombi

Umlisa waseKapa, utshele intombi ukuthi angeke abuye ekhaya engayiphethe imali, kodwa kuthe uma ehluleka ukuyithola, waya emaphoyiseni wavula icala, eqamba amanga.

View Article


UZuma ubeke izimbali eHector Pieterson Memorial

UMengameli uJacob Zuma ubeke izimbali eHector Pieterson Memorial Square e-Orlando West, eSoweto, waqeda wangena umuzi nomuzi ehambela abahlali.

View Article

Badinga amavolontiya abeNelson Mandela Foundation

AbeNelson Mandela Foundation bathi banamathemba okuthi bazowathola amavolontiya azonikela ngesikhathi sawo esiyimizuzu engu-67.

View Article

Uboshiwe oshise wabulala indodana

Ukhalelwe ngamasongo kaSigonyela ubaba waseKagiso, eWest Rand, osolwa ngokubulala indodana yakhe, ekuthiwa uyishise nendlu yashona, kusho amaphoyisa.

View Article


Kushone ababili engozini eWaterloo

Abantu ababili bashonile kwathi abanye ababili balimala ngesikhathi kwehla ingozi yomgwaqo ku-M27, ngaseMdloti, kusho abahambisa usizo lokuqala KwaZulu-Natal.

View Article


Angikufihli ukubhema kwami insangu - Dalindyebo

INkosi yabaThembu nengafihli ukuthi iyazifikela emthunzini wezinkukhu uBuyelekhaya Dalindyebo uthe akumgqizi qakala ukuhlezi emataniswa nalo gwayi ongekho emthethweni.

View Article

Kuboshwe omashonisa abathathu eKapa

Izelamani ezimbili zesifazane nomngani bakhalelwe ngamasongo kaSigonyela base bevela eNkantolo ePhathelene nezeziMali eBellville mayelana nokuba ngomashonisa.

View Article

Kuboshwe iphoyisa ngelokudlwengula

Isikhuni sibuye nomkhwezeli ngesikhathi iphoyisa laseWestern Cape likhalelwa ngamasongo kaSigonyela ngezinsolo zokudlwengula intombazane, 14, ePaarl.

View Article

Kuzodayiswa omunye umuzi kaMalema

Lowo owayengumengameli we-ANC Youth League uJulius Malema uzolahlekelwa ngenye indlu yakhe uma sekufakwa endalini umuzi wakhe oseFlora Park, ePolokwane.

View Article


'Izinhloli zaseBrithani zazilandela uMandela'

Uphiko lwezobunhloli lwaseBrithani, lwalulandela umholi uNelson Mandela, ngesikhathi esekubhaceni, ngaphambi kokuthi agcine eboshwa, kusho uDenis Goldberg.

View Article

USheryl Cwele ufuna ukuxegiselwa isigwebo

Lowo owakhala ngaphansi ecaleni lokushushumbisa izidakamizwa uSheryl Cwele, usephendukele eNkantolo yoMthethosisekelo ukuzama ukuthi ehliselwe isigwebo.

View Article


Wenziwe isibonelo umshushisi eKZN

Umshushisi omkhulu waseNkantolo yeMantshi yaseThekwini ukhishwe ngebheyili ka-R10 000 ngezinsolo zokufuna intshontsho, kusho umbiko.

View Article

UShivambu uchitha i-DA ne-Agang

Isethenjwa sikaJulius Malema uFloyd Shivambu, uthi angeke nakancane iqembu labo elisanda kusungulwa i-EFF lihlangane ne-DA noma i-Agang SA.

View Article


Udilikajele esangomeni ngelokudlwengula

Isangoma esatholwa sinecala lokudlwengula amantombazanyana amabili sesigwetshwe udilikajle yiNkantolo yeMantshi eMthatha, kusho iNational Prosecuting Authority (NPA).

View Article

Kuzoqala ikhomishana ngokuthengwa kwezikhali

Izoqala ukusebenza ikhomishana ezophenya ngezinsolo zenkohlakalo nokukhwabanisa ekuthiwa kwenzeka ngesikhathi izwe laseNingizimu Afrika lithenga izakhali.

View Article

Ibhungu libulale elinye e-E Cape

Kugwazwe umfana oneminyaka engu-15 ubudala, nokusolakala ukuthi kwenziwa ngowesilisa oneminyaka engu-18 ubudala, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>