Kwadenjeselwa ngezingane ezabulawa eLimpopo
Sekuvele ukuthi isikhungo esigcina izingane eLimpopo, sabika ngokunyamalala kwezingane ezabulawa, sekudlule izinsuku ezimbili zingabonakali.
View ArticleUZuma ugxibha iziteleka ezinodlame
Ukucekelwa phansi kwempahla nokushaywa kwabantu ngesikhathi kuqhubeka iziteleka, akwamukelekile neze, kusho uMengameli Jacob Zuma.
View ArticleKuboshwe abe-airtime yomkokotelo
Kuboshwe abantu ababili entshonalanga nePitoli ngokudayisa i-airtime engumkokotelo, kusho amaphoyisa aseGauteng ngemuva kokulunywa indlebe.
View ArticleKuzoba namanyuvesi amasha ngo-2014
INingizimu Afrika izokhulisa izinga lemfundo ngokuthi yakhe amanyuvesi amabili, kusho uNgqongqoshe wezeMfundo emazingeni aphakeme uBlade Nzimande.
View ArticleBamfuna enkantolo uZuma - Ucwaningo
Abantu abasha baseNingizimu Afrika bakholwa wukuthi kumele uMengameli uJacob Zuma abuyele enkantolo ayobhekana namacala enkohlakalo ayethweswe wona.
View ArticleMakubuyiselwe isithunzi se-ANC - Jordan
I-ANC idinga ukukhetha umengameli ozobuyisa isithunzi seqembu nokuzosiza inhlangano, kusho ilungu lekomidi eliphezulu kuzwelonke uPallo Jordan.
View ArticleAmaphoyisa axwayisa ababhikishi eKZN
Amaphoyisa aKwaZulu-Natal athi asebenza ngokuzikhandla ukuthola abasolwa ngokushisa izimoto esifundazweni kuleli sonto njengoba bekuqhubeka isiteleka.
View ArticleUmndeni owalungisa umuzi eNkandla - Zuma
Ingxenye enkulu yokulingiswa komuzi kaMengameli Jacob Zuma, oseNkandla yakhokhelwa ngumndeni, kusho umengameli ngesikhathi ekhuluma emhlanganweni eGoli.
View ArticleAbazali bakhala ngezingane ezinamadimoni
Bafuna usizo abazali baseVolsoorus ku-extention 28, abathi sebehlale bethukile ngezingane zabo, abathi zingenwe amadimoni.
View ArticleKusemnyama ngendoda ethunjwe eKZN
Kuyaqhubeka ukuthungathwa kukababa waseHillcrest, KwaZulu-Natal ekukholakala ukuthi uthunjwe yizigilamkhuba ekade zimduna imoto, kusho amaphoyisa.
View ArticleKuboshwe ababulale iphoyisa eKZN
Kuboshwe amadoda amabili kulandela ukuthi kubulawe iphoyisa kwathi elinye lalimala ngesikhathi kunesigameko sokuphanga kuhlonyiwe eNew Germany.
View ArticleZingxeke iKhumba izinyunyana
I-Congress of SA Trade Unions ikanye neNational Union of Mineworkers eNorthern Cape, sebegxeke abaphathi bemayini iKathu ngaphansi kwenkampani iKumba Iron Ore.
View ArticleAkutshalwe amaphoyisa eKapa - IFP
Kumele kuhanjiswe isibalo esiningi samaphoyisa ezindaweni ezihlaselwe ubugebengu eKapa, ikakhulu eKhayelitsha naseCape Flats, kusho iqembu i-IFP
View ArticleAkukhuliswe kahle amantombazane - Zuma
Amantombazane anelungelo lokuzikhethela ezintweni eziphathelene nekusasa lazo, kusho uMengameli uJacob Zuma njengoba kugujwa i--International Day of the Girl Child.
View ArticleAkuboshwe impahla kaMalema - DA
Njengoba sekutholakale ukuthi uJulius Malema wahlomula ngokungekho emthethweni izimali zamathenda, kumele ukuthi iboshwe impahla yakhe, kusho iDemocratic Alliance.
View ArticleUMalema uzohambela eZimbabwe
Umengameli we-African National Congress Youth League owaxoshwa uJulius Malema uzobhekisa amabombo eZimbabwe, kusho abe-Economic Freedom Fighters.
View ArticleUmfana ubulawe ngumphezulu
Lidume lamthatha umfana ngesikhathi esendleleni eya ekhaya ephuma esikoleni eSebokeng, ngaseVanderbijlpark, kusho abezimo eziphuthumayo.
View ArticleUtholakale ephila obethunjwe eKZN
Utholakale ephila uLeon van Rensburg ngemuva kokuduka izinsuku ezintathu ngemuva kokuthunjwa ngemuva kokudunwa imoto, kusho umbiko.
View ArticleIzidakamizwa nesibhamu ebhasini likaNelly
Izikhulu zithi zithole izidakamizwa nesibhamu ebhasini lomculi we-rap uNelly, eWest Texas emngceleni ngesikhathi liseshwa, nalapho esekuke kwaboshwa inqwaba yosaziwayo.
View ArticleUthisha umbondele izingane emotweni
Uthisha wasenkulisa esePitoli ubanjwe embondele izingane ezingu-19 emotweni yakhe yohlobo lweRenault Clio, kusho umbiko.
View Article