Kubi kobhululu bakaMalema
Isigungu esijutshwe yi-ANC eLimpopo sithathe isinqumo sokuhlakaza zonke izifunda ezazibandakanya emikhankasweni yokumelana noMengameli Jacob Zuma.
View ArticleUsebabele enkantolo umfundi ngelemiyeko
Umfundi owenza uGrade 8, eFree State uzama ukuthola umyalelo wenkantolo omvumela ukuba aqhubeke nezifundo zakhe anganikwa nkinga ngemiyeko yakhe.
View ArticleUzophikisa isigwebo umbulali kaGasa
Indoda eyalahlwa yicala lokubulala usomabhizinisi uNhlanhla Gasa, inikwe imvume yokuphikisa isigwebo sayo seminyaka engu-30, inikwa yiNkantolo yesiFunda eThekwini.
View ArticleUzovela osolwa ngokushaya iphoyisa
Owesilisa osolwa ngokushaya iphoyisa lomgwaqo e-Alberton kulindeleke ukuba avele eNkantolo yeMantshi yasePalm Ridge, kusho amaphoyisa kaMasipala waseKurhuleni.
View ArticleAkube nobumbano kwiNumsa - Vavi
Inyunyana iNational Union of Metalworkers of SA (Numsa), kumele imane ikhohlwe yindaba yokwandisa amalungu uma kungekho ukubumbana nokubambisana ngaphakathi.
View ArticleUminze washona ebalekela amaphoyisa
Umvukuzi ongekho emthethweni, ulele emhlabeni obandayo, kulandela ukuminza emfuleni iSand River, eVirginia, ngesikhathi ezama ukubalekela amaphoyisa.
View ArticleBachayisiwe abelomhlatshelo kaSathane
Ihlulekile imizamo yokuthi kuchithwe icala lokubulala elibhekene nababili ekuthiwa babulala uKirsty Theologo, owenziwa umhlatshelo kaSathane.
View ArticleUgwetshiwe owabulala ecele u-'lift'
Owacela ukugitsheliswa emotweni wagebenga waphinde wabulala pwesilisa owayemgibelise emotweni yakhe, ugwetshwe iminyaka engu-22 ebhadla ejele.
View ArticleBazocatshangelwa abasebenzi bakahulumeni - Sisulu
UMnyango wezemiSebenzi kaHulumeni, uzoqala uhlelo lokuqinisekisa ukuthi izingane zabasebenzi ziyanakekeleka, kusho uNgqongqoshe woMyango uLindiwe Sisulu.
View ArticleKusize amaphoyisa betalajwa wumphakathi
Kusize amaphoyisa ngesikhathi umphakathi olinganiselwa ku-300, uhlasela ababili abasolwa ngokuba yizigelekeqe ezimise kambi umphakathi waseBooysens Park.
View ArticleUzotoka owabanjwa nezidakamizwa
Ivele ngaphambi kwenkantolo indoda esolwa ngokushushumbisa isidakamizwa sohlobo lwe-cocaine, engaba yinani lika-R18 million.
View ArticleUvelile osolwa ngokudlwengula isalukazi
Indoda eyaboshelwa izinsolo zokudlwengula isalukazi, 80, ivele eNkantolo yeMantshi yaseMankweng ngalo leli cala, kusho amaphoyisa aseLimpopo.
View ArticleAfuna inhlawulo amaphoyisa ngolwakwaGupta
Amaphoyisa amabili ekuthiwa ayathinteka odabeni oluyinzukazikeyi, oluthinta umndeni wakwaGupta, afuna uNgqongqoshe woMnyango wamaPhoyisa awahlawule.
View ArticleI-ANC income amaphoyisa eLimpopo
I-ANC eLimpopo isishayele ihlombe amaphoyisa ngokubopha umlisa osolwa ngokushushumbisa izidakamizwa zohlobo lwe-cocaine engabiza u-R18 million eNingizimu Afrika.
View ArticleIyakhathaza eyezingozi ezibandakanya abafundi
UMnyango wezeMfundo KwaZulu-Natal uzwakalise ukukhathazeka ngokwanda kwezingozi ezibandakanya abafundi bezikole esifundazweni.
View ArticleUbulawe ukuncintsheka umoya uVuyo
Umethule wezinhlelo emsakazweni nakumabonakude, enkampanini yakwaSABC, uVuyo Mbuli, washona ngemuva kokuncintsheka umoya emaphashini, kusho abakwaSABC.
View ArticleIzinguquko ezibhedlela eGauteng
UMnyango wezeMpilo eGauteng, ubhekisisa ukuvalwa kwesibhedlela esiseBronkhorstspruit, kuthi umsebenzi oqhubeka kuso uyiswe kwesinye isibhedlela, kusho uMnyango.
View ArticleIzigebengu zibhubhisile esikoleni esiseKapa
Isikole saseKapa sisele singenawo amalambu kagesi emaklasini kanti futhi nezindlu zangasese azinamanzi ngenxa yezigebengu, nokwenza kube nzima ukuqhuba umsebenzi.
View ArticleUyagwetshwa owabulala umnakwabo
Isihluku, inkohlakalo kanjalo nesu ebelicatshangisisiwe - lena yindlela umshushisi woMbuso uPaul Nel, achaze ngayo isenzo sikaNomshado Mdluli.
View ArticleKwandiswa izilimi zomdabu ezikoleni
Bonke abafundi abasezikoleni ezisemabangeni aphansi kuzomele bafunde ulimi lomdabu kusukela ngonyaka ozayo, kusho uMnyango wezeMfundo emabangeni ayisiSekelo.
View Article