Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live
↧

Lizodonsa iphoyisa elabulala umfana

Inkantolo eNkulu yaKwaZulu-Natal iligwebe iminyaka engu-15 iphoyisa elilahlwe yicala lokubulala nokuzama ukubulala, kusho abe-IPID.

View Article


Safunda okuthile kolwaseMarikana - SAPS

Kusukela kwenzeka isibhicongo saseMarikana esadlula nemiphefumulo yabantu abangu-44, amaphoyisa abheka izindlela ezingcono angazisebenzisa ukubhekana neziteleka.

View Article


Kube yimpumelelo ukufakelwa kwesikhumba sengane

Odokotela bathi kube yimpumelelo ukuhlinzwa kwentombazanyana ebifakelwa isikhumba esisha, uCeliwe Maseko, 5, ohlinzwe ngoLwesine ebusuku.

View Article

Uhulumeni uphoxekile ngesenzo seSadtu

Uhulumeni uthi ukhathazekile ngesenzo samalungu enyunyana iSadtu, sokuphatha iphenti abathi elikaNgqongqoshe weMfundo eyisiSekelo u-Angie Motshekga.

View Article

Kumile ukufunda ezikoleni e-EC

Kume nse ukufunda ezikoleni ezine esifundazweni sase-Eastern Cape, njengoba othisha besola uMnyango wezeMfundo ngokwehluleka ukufeza izethembiso.

View Article


Kwelashwa one-H1N1 eMgungundlovu

Isibhedlela iMidlands Medical Centre sikuqinisekisile ukuthi selapha isiguli esinegciwane le-H1N1, nokho eyehlukile kuleyo esishiye phansi izidumbu eChina.

View Article

Abe-MKMVA bazokwethula iqembu elisha lezombusazwe

Amahlubuka oMkhonto weSizwe Military Veterans Association (MKMVA), kulindeleke ethule iqembu elisha lezombusazwe, iSouth Africa First.

View Article

Kubi kosekhulile ozokhele ngomlilo

Owesifazane osekhulile usesimweni esibucayi esibhedlela, kulandela ukuthi ezokhele ngomlilo, esemzini wakhe, kusho umbiko wabezindaba.

View Article


Izinguquko eMnyangweni wezoLimo

UNgqongqoshe woMnyango wezolimo eWestern Cape, uGerrit van Rensburg, usesungule uhlelo lokubhekana nezimo eziningi embonini yolimo.

View Article


Ikhehla lidubule obebemba inkunzi

Owayengumshayeli wamabhanoyi osewathatha umhlalaphansi, udubule wabulala obehlasela ehlomile ekhaya lakhe ngaseCenturion, ePitoli.

View Article

Iziguli zesilisa zigqoka okwabesifazane esibhedlela

Iziguli ezingamadoda ezelashwa esibhedlela iGeorge Mukhari Academic Hospital, eGa-Rankuwa, ziyaphoqeka ukugqoka ama-gown abantu besifazane.

View Article

Kulindelwe isinqumo kwelikaBobby

INkantolo yeMantshi yaseMbombela kulindeleke ukuthi inqume ekutheni iyalichitha yini icala elibhekene nesikhulu seKaizer Chiefs, uBobby Motaung.

View Article

Zicwile kwizidakamizwa izingane eKapa

Ingane eyodwa kwezinhlanu esifundazweni saseWestern Cape, isebenzisa isidakamizwa esaziwa ngeTik, ezinye zicwile kwi-heroin, insangu kanje necrystal meth.

View Article


Zixhaphakile izitifiketi zomkokotelo zika-matric

Isibalo sezitifiketi zikamatikuletsheni ezingumgunyazi siyakhula, futhi isimo akubukeki sizoshintsha maduzane, kusho umbiko wabakwaManaged Integrity Evaluation.

View Article

Uvelile osolwa ngokuqola abagembulayo

Owesifazane osolwa ngokweba imali nobucwebe emakhasimendeni ase-casino ngesikhathi ebenzela umuthi wenhlanhla, uvele kafishane eNkantolo yesiFunda eThekwini.

View Article


Kuhlonishwe u-Anni Dewani

Isikole esifundisa ukushayela eKhayelitsha siqanjwe ngo-Anni Dewani, ngenhloso yokushintsha umqondo ogcwele kubantu wokuthi amalokishi ayizidleke zobugebengu.

View Article

Bayikhongozela ngezigqoko imali kwaMandela

Izingane nabazukulu balowo owayengumengameli uNelson Mandela basebenza ezinkampanini ezingaphezu kuka-110, ngokusho kwemininingwane yezinkampani, kusho umbiko.

View Article


UButhelezi uthi akuvotwe ngonembeza

Umengameli we-IFP iNkosi uMangosuthu Buthelezi uqale umkhankaso wokhetho lonyaka ozayo, wanxusa abantu ukuba balandele unembeza uma sebevota.

View Article

Angilalanga naye - Umsolwa

Omunye wabasolwa ecaleni elibhekene noJohan "Modimolle monster" Kotze, wayezenzisa eshaya sengathi wenza ucansi nowabe engunkosikazi kaKotze, u-Ina Bonnette.

View Article

Kushone ingane esikoleni

Ikobandayo intombazanyana eneminyaka eyisikhombisa ubudala, eshonele esikoleni ekuhlalwa kuso ngaphakathi eKurhuleni, kusho uMnyango wezeMpilo eGauteng.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>