Quantcast
Channel: isiZulu Ningizimu Afrika
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live
↧

Mihle imithetho ngogwayi - Motsoaledi

UNgqongqoshe woMnyango wezeMpilo u-Aaron Motsoaledi uthi imithetho emisha ngogwayi yiyona ngqo into edingekayo necginwa kwamanye amazwe.

View Article


Leli liyisizinda sabadlwenguli - NFP

Namanje izehlakalo zokudlwengula eNingizimu Afria zilokhu ziphezulu, lokhu kushiwo ngumholi weNational Freedom Party uZanele KaMagwaza Msibi.

View Article


Abanye abafundi ababoshiwe eKapa

Sekuphinde kwaboshwa abanye abafundi ababili basesikhungweni semfundo ephakeme eKapa, abasolwa ngokuqamba amanga bedukisa ukusebenza komthetho.

View Article

Angase atholakale enecala uMalema - Uchwepheshe

Umholi we-ANC Youth League owaxoshwa uJulius Malema angase atholakale enamacala okubhebhezela udlame kubasebenzi basemayini, kungakhathaleki ukuthi waphumelela yini.

View Article

Kuboshwe amaphoyisa mbumbulu

Amadoda amahlanu akhalelwe ngamasongo kaSigonyela ngesikhathi ebanjwa ezama ukuzenza amaphoyisa e-Edenvale, e-East Rand.

View Article


Uzoboshwa uMalema - Umbiko

Kuthiwa sekukhishwe incwadi egunyaza ukuthi kuboshwe umholi we-African National Congress Youth League owaxoshwa uJulius Malema.

View Article

Ogetshengiwe ukhala ngamaphoyisa angamnakile

Owesilisa waseGreytown ukhala ngamaphoyisa endawo nathi ahudula izinyawo ekubopheni iqembu lezigelekeqe elagebenga isitolo sakhe, yize esewanike ubufakazi.

View Article

Kuboshwe 4 ngelokudlwengula

Ukuphendula ngokushesha kophiko lwaseMhlali K9 ngokubikwa kokuhlaselwa kwezithandani kuN2 ngempelasonto kuholele ekuboshweni kwabasolwa abane.

View Article


'Uboshelwe amanqina enyathi uMalema'

Ukushushiswa kukalowo obengumengameli wophiko lwentsha lwe-ANC uJulius Malema ngezinsolo zenkohlakalo kungase kususe uthuli lwezichwe ngesikhundla asishiya.

View Article


Kushone owesilisa kusha umjondolo

Kushone owesilisa ngesikhathi kusha umjondolo wakhe eDoornkop, eningizimu ntshonalanga neGoli, kusho abezimo eziphuthumayo kuleli dolobha.

View Article

UMadonsela uqhamuke nesibombululo

UMvikeli woMphakathi uThuli Madonsela ufake isandla ekutheni kufinyelelwe esivumelwaneni esizobona ukuvulwa kwezikole eNorthern Cape, kodwa hhayi zonke.

View Article

Kubi kothanqazeke ebhilidini eScottsville

Kubonwa ngokusa kowesilisa waseMgungundlovu esibhedlela ngemuva kokuwa amamitha angu-18 ekuveranda wesakhiwo esitezi sesi-17 ebhilidini iNedbank Plaza.

View Article

Kuzothatha isikhathi kolwaseKabul

Uhlelo lokubuyisela kuleli izidumbu zabantu abayisishiyagalombili abashona ngesikhathi kuqhuma ibhomu eKabul, kulindeleke ukuba luthathe amanye amasonto amathathu.

View Article


Izobuyiselwa kunina ingane eyabaleka nobaba

Ngokusho kombiko, umfana oneminyaka emihlanu ubudala maduzane nje uzophinde ahlangane nomama wakhe eTurkey ngemuva kokuba ubaba wakhe wabaleka naye walibhekisa kuleli.

View Article

ISilo sithola impatho eyisipesheli - Umbiko

INkosi yamaZulu, uGoodwill Zwelithini, uthola ukunakekelwa okuyisipesheli kuhulumeni uma kuqhathaniswa namanye amakhosi endabuko, kusho umbiko.

View Article


Umphakathi utitinye umsolwa e-E Cape

Owesilisa obesolwa ngokunukubeza ingane usesibhedlela kulandela ukushaywa ngumphakathi obudinwe ugane unwabu KwaNobuhle, e-Uitenhage, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape.

View Article

Amasiko kumele asihlomulise sonke - FFPlus

Abantu baseNingizimu Afrika kumele bathole izixazululo mayelana nodaba lwamasiko kanye nokuqhakanjiswa kwawo emiphakathini, kusho iFreedom Front Plus.

View Article


Kuboshwe 2 utholakala nezidakamizwa

Kuboshwe amadoda amabili eBoksburg ngesikhathi etholakala nezidakamizwa ezingadayisa u-R18 000 ngentengo yasemgwaqeni, kusho amaphoyisa kaMasipala waseKurhuleni.

View Article

USteve Biko uhlonishwe ngomgwaqo eKapa

Umgwaqo iNY1 eGugulethu, eKapa, usuqanjwe ngokusemthethweni ngokuthi yiStephen Biko Drive, emcimbini obuhlelelwe ukugubha uSuku lwamaGugu kuleli.

View Article

Ukubulawa kukaSanders kuwubulawe - IMeya

Ababulali bakaCorrie Sanders, owayengumpetha womhlaba kwezamanqindi, banobulwane, kusho iMeya yaseKurhuleni, uMondli Gungubele.

View Article
Browsing all 27149 articles
Browse latest View live


<script src="https://jsc.adskeeper.com/r/s/rssing.com.1596347.js" async> </script>